Johannesburg – Lowo owayengumsakazi woKhozi FM, uNgizwe Mchunu, uzithole esematheni emva kokukhishwa ngendluzula emcimbini obusesikhumulweni sezindiza saseThekwini, iKing Shaka International Airport, ngoLwesine lapho bekwethulwa khona umfuziselo weNkosi uShaka. Lo mcimbi ubuhanjelwe nguMengameli…
Category: Ezikaqedisizungu
UNGIZWE UNQUMELE UNONTANDA KUBUKWA UGWAYI KATIKI
UNgizwe mchunu usexwayise umlisa ongunontanda kubukwa ogama lakhe linguMax Makhanya ngokuthi uzokubona okwehlisa ikati emthini uma engaxolisi ngakusho namuhla ngomculi kamaskandi olimele uBobo Umfana wepiki. uMacingwane, ubekhuluma nabalandeli bakhe enkundleni yokuxhumana uFacebook…
BAGILWE ABAHLELI BOMCIMBI MBUMBULU ABATHANDI BOBUMNAMDI EMNAMBITHI
Bawotha ubomvu abathandi bobumnandi baseMnambithi nasezindaweni ezakhelene nawo ngaakubiza ngokuqolwa kwabo izimali zabo ngabahleli bomcimbi wabantu abadala obekuthiwa uzoba kulendawo. Bajikiswe ngonogada endaweni yokuncebeleka eyaziwa ngokuthi yiTrenchgula Lodge esendaweni yakwaManzini eseduzane nedolobha…
UDEDELWE NGEZINKULUNGWANE EZILIKHULU ZEBHEYILI UDUMA KA NDLOVU
UProjusa wamafilimu kanye nemdlalo kamabonakude uDuma kaNdlovu udedele ngebheyili ka100 thousand yinkantolo ePalm Ridge namhlanje ngamacala enkohlakalo kanye nokubalekela ukukhokha intela. UNdlovu nasolwa nabo okungo Mutsharini kanye no Maxwell Mloyi babavele enkantolo…
BAJABULELE IDILI LOMCULO ABATHANDI BAKAMASKANDI EMNAMBITHI
Kube wusuku lwenjabulo nobumnandi kubathandi bomculo kamaskandi baseMnambithi ngoMgqibelo wpmhlaka-28 kuMandulo. Lomcimbi waminyaka yonke owaziwa ngokuthi yi-150 Maskandi Festival ohlelwa yinkampani ehlelala imicimbi iBanzi Production uheha abantu abaningi abasuka ezingxenyeni eziningi zaKwaZulu-Natal…
BAKHALA NGOKUVALELWA NGAPHANDLE EMICIMBINI ABAFANA BAKAMGQUMENI
Iqembu likamaskandi Abafana bakaMgqumeni babhekene nenkinga yokungaqashwa. Leliqembu okucula kulo uNelisani kanye noSkhevane Mseleku bakhala ngokuvalelwa ngaphandle emicimbini kaMaskandi. UNelisani ekhuluma nabezindaba uthi kulenyanga baqashwe kathathu kuphela nakhona akusiyo imicimbi emikhulu. Uthe…
USHIYE ANGALAZI UJACINTA KWABAMSOLA NGOKUGUDLA UPENNY NTULI KUFACEBOOK
Ushiye angalazi umsakazi weVuma FM kwabamsola ngokuzama ukumxabanisa noPenny Ntuli ngokumgcoba njengomuntu onomona nozama ukuntshontsha ukugqama kukaPenny. UJacinta MaNgobese Zuma ungene kuFacebook wakhe onabalandeli abangaphezu kuka 300 000 wakhwela wadilika kubantu athi…
LUKHULU LUYEZA LUYANYELELA KOWE 150 MASKANDI FESTIVAL YALONYAKA
Uthembisa into yamehlo umsunguli womcimbi kamaskandi i-150 maskandi Festival kulonyaka. UMnmzane Sihle Cindi ongumsunguli nomhleli walomcimbi waminyaka yonke obanjelwa edolobheni laseMnambithi uthi izinhlelo zalonyaka zalomcimbi zihamba kahle kakhulu futhi ufuna ukubonisa abalandeli…
AKEKHO OZOVALA ISIKHALA SIKAZANELE MBOKAZI KOWAMACROWN GOSPEL AWARDS
Umndeni kaZanele Mbokazi, umsunguli weSABC Crown Gospel Music Awards, uveze ukuthi akekho ozothatha isikhundla sokuhola lo mcimbi njengoba kuyohlala kunguyena umholi nomphathi wawo. Lokhu kuvezwe ngesikhathi umndeni wethula izinhlelo zomcimbi walonyaka ozoba…
INTOKOZO KWETHULWA IFILIMU EPHEKWE EMNAMBITHI
Abawuvali umlomo abebehambele ukwethulwa ngokusemthethweni kwefilimu elifishane eliphekwe edolobheni laseMnambithithi. Lefilimu esihloko sithi,”Hluphekile” yethulwe ngokusemthethweni izolo ngoMgqibelo ezindlini zesikhungo semfundo ephakeme iSiyafunda Tuition Centre esisenkabeni yedolobha uMnambithi. Bebephume ngobuningi babo abantu bakulendawo…
USEBOSHIWE ULONGWE THWALA
Loyo oyindodana yomculi wakuleli uChicco Thwala uLongwe uboshiwe ngecalacala lokugqekeza. Kubikwa ukuthi uLongwe kanye nomfowabo uSello Jnr bangene bagqekeza eStudio sikababa wabo bantshontsha iequipment ebizayo. UChicco uqinisekise lezizindaba nabe Daily Sun esho…
ULALISWE ESIBHEDLELA OWODUMA LOMCULO WASE – ZCC
ISILOMO somculi we-gospel, uSolly Moholo, obedume ngokudlala izingoma ezishisa izikhotha nenqwaba yezingoma ezishisa izikhotha, ulaliswe esibhedlela eBotswana ngemuva kokugula ngempelasonto. Lo mculi we-“Die Poppe Sal Dans” ubekuleliyazwe lapho ebezocula khona, ekhangisa i-albhamu…