Umndeni kaZanele Mbokazi, umsunguli weSABC Crown Gospel Music Awards, uveze ukuthi akekho ozothatha isikhundla sokuhola lo mcimbi njengoba kuyohlala kunguyena umholi nomphathi wawo. Lokhu kuvezwe ngesikhathi umndeni wethula izinhlelo zomcimbi walonyaka ozoba…
Category: Ezikaqedisizungu
INTOKOZO KWETHULWA IFILIMU EPHEKWE EMNAMBITHI
Abawuvali umlomo abebehambele ukwethulwa ngokusemthethweni kwefilimu elifishane eliphekwe edolobheni laseMnambithithi. Lefilimu esihloko sithi,”Hluphekile” yethulwe ngokusemthethweni izolo ngoMgqibelo ezindlini zesikhungo semfundo ephakeme iSiyafunda Tuition Centre esisenkabeni yedolobha uMnambithi. Bebephume ngobuningi babo abantu bakulendawo…
USEBOSHIWE ULONGWE THWALA
Loyo oyindodana yomculi wakuleli uChicco Thwala uLongwe uboshiwe ngecalacala lokugqekeza. Kubikwa ukuthi uLongwe kanye nomfowabo uSello Jnr bangene bagqekeza eStudio sikababa wabo bantshontsha iequipment ebizayo. UChicco uqinisekise lezizindaba nabe Daily Sun esho…
ULALISWE ESIBHEDLELA OWODUMA LOMCULO WASE – ZCC
ISILOMO somculi we-gospel, uSolly Moholo, obedume ngokudlala izingoma ezishisa izikhotha nenqwaba yezingoma ezishisa izikhotha, ulaliswe esibhedlela eBotswana ngemuva kokugula ngempelasonto. Lo mculi we-“Die Poppe Sal Dans” ubekuleliyazwe lapho ebezocula khona, ekhangisa i-albhamu…
BAWOTHA UBOMVU ABESIFAZANE BAKULELI KUVELA IZITHOMBE ZOMLINGISI ESHADELWA
Kusuke umsindo ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokuvela kwesithombe somlingisi wodumo kumabonakude, uThembinkosi Mthembu, emi nowesifazane egqoke okuhambisanayo. Aqala ukusabalala amahlebezi, abaningi becabanga ukuthi kungenzeka ukuthi ushadile. Abanye babekholelwa ukuthi lesi sithombe sasivela emcimbini…
Indida kuqondana imicimbi kamaskandi emikhulukazi eKZN
Ngo-Okthoba 5, kuzoba umcimbi omkhulu emculweni kamaskandi lapho uSifanele “Mzukulu” Zulu waKwaCeza noKhuzani “Gatsheni” Ndlovu wasoPhongolo bezoba nemicimbi yabo ehlukene, okuholele ekutheni abantu bazibuze ukuthi kungani imicimbi yabo iqondane ngosuku olufanayo. UGatsheni,…
Ama-Crown Gospel Music Awards Azoba NgoNovemba Naphezu Kokushona KukaZanele Mbokazi
Umcimbi wezindondo, ama-Crown Gospel Music Awards, uzoqhubeka ngoNovemba, nakuba umhleli wawo uZanele Mbokazi (52) eseshonile ngoMsombuluko ekuseni ngenxa yomdlavuza wamaphaphu. UZanele ubesematasa elungiselela lo mcimbi, futhi kubikwa ukuthi wawuhlelwe ukuba ubuyelwe eKwaZulu-Natal…
UDJ ZINHLE UQOQE IZINDONDO EZININGI KOWEZINDONDO WABESIFAZANE
Uma kukhulunywa ngokusebenza kanzima nokuzimisela, uTyla noDJ Zinhle bathathwa njengabanamandla. Emklomelweni wesithathu weBasadi in Music Awards (BIMAs) obungempelasonto eJohannesburg Theatre eGoli, kuqhamuke uTyla noNtombezinhle Jiyane odume ngelikaDJ Zinhle njengabawine kakhulu. Bobabili laba…
AKASEKHO EMHLABENI OWADUMA KURHYTHM CITY
Umakadebona womlingisi wethelevishini uConnie Chiume udlule emhlabeni eneminyaka engu-72 ubudala. Umndeni uqinisekise izindaba zokudlula kwakhe emhlabeni ekhasini lakhe elisemthethweni le-Instagram. “Umndeni wakwaChiume uyazisola ukunazisa ngokudlula emhlabeni komlingisi ohlonishwa umhlaba wonke uConnie Chiume….
USENKINGENI UNINA WENGANE KA- MTHANDENI KUVELA I-VOICE NOTE “EKHUMBULA IGCOKAMA”
Usengcupheni umendo womama wengane womculi kaMaskandi uMthandeni “Igcokama Elisha” Manqele. Lokhu kulandela ukuthi umkhwenyana wakhe wezinkomo owaziwa ngoMsoco ebambe izithombe zalowesifazane enqunu abezithumela uMthandeni yize sebahlukana. Kubikwa ukuthi UMama kaMpumpu okungumama wengane…
BAWOTHA UBOMVU ABALANDELI BE-ISENCANE LENGANE NGOKUSHIWO USIYACELA EMVA KWENGOZI
Abalandeli bohlelo lukaMoja Love, Isencane Lengane, olulandela impilo yezithandani ezashada zineminyaka engu-16 ubudala, bavutha bhe. Lolu hlelo oseluyisizini yesithupha lugxile emshadweni kaSiyacela noThando Dlamuka, abashade eminyakeni eyisithupha edlule futhi osenengane eneminyaka emibili….
INGOZI YEMOTO ENYANTISAYO IDLULE NABACULI BE-AFRO POP ABADUMILE
Lowo owayengumculi we-Ambitious Entertainment, uBokang Moleli, odume ngelikaMalume Vector, udlule emhlabeni engozini yemoto ngoLwesithathu ntambama. UMalume Vector ubehamba ngemoto nomunye umculi uLizwei Wokuqala naye olahlekelwe yimpilo yakhe. Imenenja kaMalume Vector uThato Pebane…