Skip to content
UTHUKELA NEWS TIMES

Menu
  • Home
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ezepolitiki
  • Ezemidlalo
  • Ezingejwayelekile
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezamanye Amazwe
  • Izikhangisi
  • Imobono
    • Ngisho NgeData Lami
    • Imibono Yabafundi
  • About Us
  • Contact Us
  • UTHUKELA FM LIVE
  • Weekly Digital News Paper
  • Amancoko
Menu

AKEKHO OZOVALA ISIKHALA SIKAZANELE MBOKAZI KOWAMACROWN GOSPEL AWARDS

Posted on 13 September 2024

Umndeni kaZanele Mbokazi, umsunguli weSABC Crown Gospel Music Awards, uveze ukuthi akekho ozothatha isikhundla sokuhola lo mcimbi njengoba kuyohlala kunguyena umholi nomphathi wawo. Lokhu kuvezwe ngesikhathi umndeni wethula izinhlelo zomcimbi walonyaka ozoba seGallagher Convention Centre, eGauteng, ngoNovemba 24.

Umyeni kaZanele, uBishop Mpendulo Nkambule, uthe noma uZanele engasekho emhlabeni, umcimbi uyaqhubeka, futhi lonke ithimba asebenza nalo lizoqinisekisa ukuthi umcimbi uyaphumelela. Wengeze wathi isifundazwe saseGauteng sesiqalile ukuxoxa nabo ngokubamba umcimbi walonyaka.

UNkambule unxuse abantu abathanda ukuxhasa umcimbi ukuthi bafake isandla, kwathi amathikithi azovulwa kule nyanga. Uthe lo mcimbi uzoqhubeka nokuhlonipha umsunguli wawo, futhi abantu basuke kwezinye izifundazwe bayelulekwa ukubheka izindlela zokuhamba neyokulala ezizotholakala ku-website yomcimbi.

Recent Posts

  • UVALO LOKULAHLEKA KWEMISENBENZI INKAMPANI YEZIMOTO IHLONGOZA UKUVALA IMINYANGO KULELI
  • I-AFRI-FORUM IZOVULELA AMACALA ABAHOLI ABASOLA UTHISHANHLOKO ESIDLANGALALENI KOLUKACWECWE
  • UHLABISA GXEKE UKUGXAMBUKELA KWEPOLITIKI KOHULUMENI BASEKHAYA
  • UKUPHUZA UTSHWALA KUNCIPHISA UGQOZI LOKWENZA UCANSI EMADODENI- UCWANINGO
  • ULIBOFUZO LUHLULEKILE UKUHLANGANISA ABAMANGALELWA NENDAWO YESIGAMEKO ECALENI LIKASENZO

Recent Comments

  1. Sikhulu Khabazele on KUHLASELWE UMSESHI OWAYEPHENYA NGECALA LIKASENZO MEYIWA
  2. Snethemba Mbatha on UKHATHAZEKILE UMNDENI NGOKUNYAMALALA KOMFANYANA(7) ONYAMALALE EDLALA EDUZE KWAKUBO
  3. zodwa hlatshwayo on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  4. Nomfanelo Manqele on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO
  5. Mbalenhle on BAKHATHAZEKILE ABASEBENZI BAKUMASPALA UKHAHLAMBA NGOKUMISWA KWEMIHOLO YABO

Archives

  • May 2025
  • April 2025
  • March 2025
  • February 2025
  • January 2025
  • December 2024
  • November 2024
  • October 2024
  • September 2024
  • August 2024
  • July 2024
  • June 2024
  • May 2024
  • April 2024
  • March 2024
  • February 2024
  • January 2024
  • December 2023
  • November 2023
  • October 2023
  • September 2023

Categories

  • About Us
  • Amancoko
  • Ezamanye Amazwe
  • Ezemidlalo
  • Ezepolitiki
  • Ezikaqedisizungu
  • Ezingejwayelekile
  • Imibono Yabafundi
  • Izikhangisi
  • Izindaba Zomphakathi
  • Ngisho NgeData Lami
  • Weekly Digital News Paper

©2025 UTHUKELA NEWS TIMES | Design: Newspaperly WordPress Theme