UNGQONGQOSHE wezeMfundo ePhakeme uBlade Nzimande uthi i-Trinity International Bible University enikeze umlingisi uSello Maake kaNcube iziqu zobudokotela ayibhalisiwe ngakho ayinalo igunya lokunikeza iziqu. NgoMgqibelo, uMaake kaNcube ufake inqwaba yezithombe ecaphuna ivesi leBhayibheli…
Category: Ezikaqedisizungu
USOLWA NGOKUWAKA ABAFUNDI IZIMALI ZABO UMLINGISI ODUMILE
Izinkinga zemali zibukeka zilandela umlingisi ozalelwe eMlazi, uSiyabonga Shibe. NgoMashi, iphephabhuku iZiMoja yabika ukuthi lo mlingisi wathembisa abafundi abane bamafilimu ngemifundaze abazofunda esikoleni esihlonishwayo samafilimu, i-AFDA. Akazange asifeze leso sithembiso kwadingeka ukuthi…
UCELA UKUNIKELELWA UMCULI OHLASELWE YISIFO SOMGOGOGODLA
Umculi weGospel uFikile Mlomo (42) ucela uxhaso ngokuhlinzwa kwakhe umgogodla. Lo mculi wodumo lwengoma ethi Ngicela Inkonzo ulaliswe esibhedlela izinyanga ezimbili engakwazi ukuhamba kanti usanda kutholakala ukuthi unesimila somgogodla. UFikile wayewumqemane, futhi…
USEXOLISILE UMLINGISI WASEMNAMBITHI OWAPHATHA KABI ABANYE ABALINGISI ENYUKHASELA
Umqondisi wezithombe weBlack Brain Pictures ophinde abe ngumlingisi weSkeem Saam, uNompilo Mwelase, usegcine exolisile ngendlela abephatha ngayo abasafisa ukulingisa ngesikhathi kuqhubeka inhlolokhono ebingoJanuwari nonyaka eThekwini kanye naseNyukhasela, KwaZulu-Natal. UMwelase ubesolwa ngokuba luhlaza,…
UFISA UKUBUYELA KUMABONAKUDE OWAVALELWA NGAPHANDLE NGENXA YOKUGXEKA ABE THE QUEEN ESIDLANGALALENI
Umlingisikazi owine izindondo, uVatiswa Ndara, wagqama ngesikhathi edlala indawo kaMiriam emdlalweni oshisa izikhotha ku-SABC1 iHome Affairs futhi yiyona le ndima emenze waba nabalandeli abaningi futhi yamsiza ekumethuleni ekubeni ngumdlali ovelele asenguye namuhla….
USEPHILA NGO R350 WESIBONELELO U”DUKE” WEBACKSTAGE
Abantu baseNingizimu Afrika bakhombisa ukuzwela umlingisi osemnkantshubomvu, uCarlo Radebe, ngemuva kokuzwa ngezinkinga zakhe zezimali. Umlingisi waseNingizimu Afrika uCarlo Radebe kubikwa ukuthi usebunzimeni. Ngokusho komunye wabangani balesi sihlabani, uCarlo – owayedlala indawo kaDuke…
UBONGE ABAVOTI UGATSHENI EHLABANA NGE QUANTUM
Ubonga akaphezi umculi kamaskandi uGatsheni kubalandeli kanye nabathandi bomculo wakhe abamenze wakhala wemuka nomklomelo weQuantum izolo ebusuku. Lomculi ongaconsi phansi kulezinsuku ngengoma yakhe iHit after hit ube ngomunye ovotelwe ngabalandeli ukuba bawine…
UKHIHLE ESIKANANDI EVALELISA EMSAKAZWENI OWOKHOZI
Ube nezinyembezi zenjabulo uNongcebo Mckenzie eshayele uhlelo lwakhe lokugcine emsakazweni ukhozifm “ezingasoze zabuna”. UNongcebo ungabanye babasakazi abanekhono elimangazayo nabakwazile ukuhlala isikhathi eside emsakazweni njengoba ekuvezile ukuthi usebe emsakazweni iminyaka engamashumi amabili. Lentokazi…
KUGCWALE PHAMA KWAJACKSON EMNAMBITHI KUNANDISA UDRAKE
Siyabonga ukuthi uvakashele leli khasi! Namhlanje usuku olwaziwa ngokuthi i-April Fools Day! Usuyinxenye yezisulu! UBE NOSUKU OLUHLE LOMNDENI!
UZWAKELE MNCWANGO UTHEMBISE UPENNY NTULI UMSEBENZI
Umholi weqembu lezepolitiki i-Action SA esifundazweni sakwaZulu-Natali uZwakele Mncwango usephumele obala wethembisa umsakazi olaxazwe yiGagasi FM umsebenzi. UMncwango ubhale ekhasini lakhe lakuFacebook ukuthi unomsebenzi angawunikeza uPenny Ntuli futhi angaqala kuwona ngokushesha okukhulu….
UPENNY NTULI UTHI ULAXAZE IGAGASI NGOBA EHOLELWA UR2800. 00 NGENYANGA
Uphefumule okokuqala ngqa obengumsakazi weGagasi FM emva kokuphuma kwezinsolo zokuthi uyashiya emsakazweni Gagasi FM. UPenny Ntuli obe ngundaba mlonyeni vikini eledlule ngesikhathi kusabalala izindaba zokuthi angeke esaba yingxenye yalomsakazo. UPenny ubhale ekhasini…
ULAXAZE UZALO WALANDELO UBIZO LWABAPHANSI UMLINGISI
Umlingisikazi uBaby Cele uvalelisa emdlalweni wakuSABC1 Uzalo. Lo mlingisi odumile, obeseyingxenye yomdlalo odumile kusukela ngo-2017, ulingise indawo kaGabisile Mdletshe. UCele uke wahlaba ikhefu ngo-2021 kodwa wabuyela endimeni yakhe. Nokho, kulokhu usehamba unomphela,…