UNondumiso Manyoni waseSteadville emnambithi osejoyine ithimba labezindaba kwaSABC ubonga ithuba elingandele bani alitholile kulomsakazeli womphakathi Lentokazi yenza iziqu zobuntatheli ekolishi iCreative Arts eseMgungundlovu njengoba yayivele izithandela ukungena kulomkhakha wezindaba. UNondumiso uthi uzimisele…
Category: Ezikaqedisizungu
ULUKE NTOMBELA UTHI NAMANJE UTIRA USAMNCENGA NGEMALI
Umculi osafufusa uLuke Ntombelalo uthi namanje uDJ Tira usamthumelela imiyalezo emncenga ukuthi ayeke ukubhala ngaye ezinkundleni zokuxhumana. Lomculi, wagqama kakhulu emavikini amabalwa edlule ngesikhathi ebhala ekhasini lakhe lakuFacebook esola loDJ odumile ngokumfakela…
UMTHANDENI USEKHWELE WADILIKA KU-DR SIPHO SITHOLE WENATIVE RHYTHMS
Umculi kamaskandi odumile uMthandeni Manqele obuye aziwa ngeleGcokama elisha usekhwele wadilika kuDr Sipho Sithole ongumsunguli nomphathi wenkampani ekhiqiza umculo kuleli iNative Rythms. Noma kungacaci kahle ukuthi ngabe uSithole wenzeni kuManqele, kodwa zikhona…
UKHALA EZIMATHONSI UMCULI OSAFUFUSA NGOKUNGAKHOKHELWA YILADYSMITH SHOW
Umculi weKwaito osafufusa uMahlangi ongowokudabuka eMnambithi endaweni yaseWatersmeet eGcizela ukhala ezimathonsi emva kokuba angakhokhelwanga imali yakhe ayeyithenjiswe abahleli bomcimbi iLadysmith Show yalonyaka. Lomculi osezinze eThekwini ngokuhlala, uthi wacelwa abahleli balomcimbi bebambisene nomnyango…
KUGXEKWA ABAHLEKISA NGOKUGULA KOMCULO KAMASKANDI U-KHANGELANI “DSD”
UMculi kamaskandi uKhangelani DSD Mhlongo usephendule inhlekisa ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kukuthi afake iVideo emaketha ingoma yakhe entsha esihloko sithi “Abangane” ayicula noSne Ntuli. Abantu bahlekisa ngendlela abukeka ngayo njengoba bethi ubuthaka kakhulu…
UJUBULISE OKWENGANE UMSAKAZI EVOTA OKOKUQALA NGQA
UTshatha Khathide Ngobe ongumsakazi emsakazweni omkhulukazi uKhozi Fm, ujabulise kwenkonyane libona unina emva kokuba evote okokuqala ngqa empilweni yakhe osukwini layizolo. UNgobe ubhale ekhasini lakhe laku Facebook ezwakalisa injabulo yokuvota kwakhe. UMakatazidudla…
UNKOSIKAZI KAFELIX HLOPHE UTHI UYAYAZI INTOMBI KAHLOPHE FUTHI WAYAMUKELA
Unkosikazi womsakazi weGagasi FM uFelix Hlophe uTracy Hlophe usephumele obala wavuma ukuthi uyamazi u-Ayanda BhEngu okuvele kuleliviki ukuthi kungenzeka athathwe uHlophe nengonkosikazi wesibili. Izolo lezi zithandani ezingaconsi phansi kwabaningi ikakhulukazi ezinkundleni zokuxhumana…
uDJ TIRA USEBHALELE ULUKE NTOMBELA INCWADI EMPHOQA UKUTHI AXOLISE NGAKUSHO OKHOZINI FM
Abameli bomculi odumile wasethekwini uMthokozisi Khathi odume ngelikaDJ Tira usebhalele intokazi engumculi osafufusa uLuke Ntombela incwadi emphoqa ukuthi axolise ngezinsolo azenze emsakazweni nakuFacebook ezibhekise kulomculi. Funda nalapha: UNtombela, ngeviki eledlule ubhale ekhasini…
UMCULI OSAFUFUSA USOLA UDJ TIRA NGOKUMNUKUBEZA NGOKOCANSI
UMCULI waKwaZulu-Natal useveze ukuthi kungenzeka ukuthi unukubezwe wuphrojusa noDJ Tira owine izindondo ngemuva kokuzithola esembhedeni wakhe. ULuke Ntombela ukubeke lokhu esidlangalaleni kuthangi ochungechungeni lwemibhalo ezinkundleni zokuxhumana ezibhalwe ezinkundleni zokuxhumana nama-screenshots. Emibhalweni yakhe…
UYA NGOKWELULAMA UL’VOVO DERANGO KWISIFO SOHLANGOTHI
UThokozani ‘L’vovo Derrango’ Ndlovu (44) usebuyile futhi useyaqhashwa ukuze acule emicimbini eyehlukahlukene. Lomculi woduma lwengoma ethi bayangsukela, waphathwa yisifo sohlangotho emva kokucula kweminye imincimbi ngoDisemba ka 2022. Wabuyela kancane ekuculeni umculo kodwa…
UNOMVETE USEZOLINGISA KUZALO
Owangumgadli weKaizer Chiefs neBafana Bafana, uSiyabonga “Bhele” Nomvete, usezolingisa emdlalweni weSABC 1, uZalo. UNomvete uzakhele igama kuMakhosi lapho efike khona evela kwi-African Wanderers ngo-1998. Ukudlala kahle kwakhe kwiChiefs nakwiBafana Bafana, kwenze waheha…
IFINYELELE KOWAMANQAMU KAZIME WASE-KZN INTOKAZI YASEMNAMBITHI
Izindaba ezimnandi kubantu bendawo! Owethu u-Andiswa Siphephile Mntambo usethubeni lokuba nguMiss KZN Queen olandelayo! Wenze kahle emzuliswaneni wokuqala e-Albany Hotel, eThekwini, kanti manje usekowamanqamu azoba ngoJulayi. U-Andiswa udinga usizo lwakho ukuze awine….