Abantu baseNingizimu Afrika bakhombisa ukuzwela umlingisi osemnkantshubomvu, uCarlo Radebe, ngemuva kokuzwa ngezinkinga zakhe zezimali. Umlingisi waseNingizimu Afrika uCarlo Radebe kubikwa ukuthi usebunzimeni. Ngokusho komunye wabangani balesi sihlabani, uCarlo – owayedlala indawo kaDuke…
Category: Ezikaqedisizungu
UBONGE ABAVOTI UGATSHENI EHLABANA NGE QUANTUM
Ubonga akaphezi umculi kamaskandi uGatsheni kubalandeli kanye nabathandi bomculo wakhe abamenze wakhala wemuka nomklomelo weQuantum izolo ebusuku. Lomculi ongaconsi phansi kulezinsuku ngengoma yakhe iHit after hit ube ngomunye ovotelwe ngabalandeli ukuba bawine…
UKHIHLE ESIKANANDI EVALELISA EMSAKAZWENI OWOKHOZI
Ube nezinyembezi zenjabulo uNongcebo Mckenzie eshayele uhlelo lwakhe lokugcine emsakazweni ukhozifm “ezingasoze zabuna”. UNongcebo ungabanye babasakazi abanekhono elimangazayo nabakwazile ukuhlala isikhathi eside emsakazweni njengoba ekuvezile ukuthi usebe emsakazweni iminyaka engamashumi amabili. Lentokazi…
KUGCWALE PHAMA KWAJACKSON EMNAMBITHI KUNANDISA UDRAKE
Siyabonga ukuthi uvakashele leli khasi! Namhlanje usuku olwaziwa ngokuthi i-April Fools Day! Usuyinxenye yezisulu! UBE NOSUKU OLUHLE LOMNDENI!
UZWAKELE MNCWANGO UTHEMBISE UPENNY NTULI UMSEBENZI
Umholi weqembu lezepolitiki i-Action SA esifundazweni sakwaZulu-Natali uZwakele Mncwango usephumele obala wethembisa umsakazi olaxazwe yiGagasi FM umsebenzi. UMncwango ubhale ekhasini lakhe lakuFacebook ukuthi unomsebenzi angawunikeza uPenny Ntuli futhi angaqala kuwona ngokushesha okukhulu….
UPENNY NTULI UTHI ULAXAZE IGAGASI NGOBA EHOLELWA UR2800. 00 NGENYANGA
Uphefumule okokuqala ngqa obengumsakazi weGagasi FM emva kokuphuma kwezinsolo zokuthi uyashiya emsakazweni Gagasi FM. UPenny Ntuli obe ngundaba mlonyeni vikini eledlule ngesikhathi kusabalala izindaba zokuthi angeke esaba yingxenye yalomsakazo. UPenny ubhale ekhasini…
ULAXAZE UZALO WALANDELO UBIZO LWABAPHANSI UMLINGISI
Umlingisikazi uBaby Cele uvalelisa emdlalweni wakuSABC1 Uzalo. Lo mlingisi odumile, obeseyingxenye yomdlalo odumile kusukela ngo-2017, ulingise indawo kaGabisile Mdletshe. UCele uke wahlaba ikhefu ngo-2021 kodwa wabuyela endimeni yakhe. Nokho, kulokhu usehamba unomphela,…
UKHOZI NOHLELO LOKUTHUNGATHA OZONGENA EZICATHULWENI ZIKABEEKAY
Umsakazo Ukhozi FM uzosungula uhlelo olukhethekile oluzothungatha uMsakazi ozongena ezicathulweni zikaBheka Beekay Mchunu ohlelweni uSigiya Ngengoma Lomsakazo uzokwenza uhlelo oluvulelekile ukubheka lomsakazi uzongena ngokugcwele kulolu hlelo alekelelane noBingelela Mpanza obesebenza noBeekay. Umthombo…
AKABONWA NANGOKHALO UNONGCEBO EZINHLELWENI ZOKHOZI ZALONYAKA
Njengoba imisakazo eminingi ishintsha izinhlelo zayo kulenyanga ezizoqala ekuqaleni kuka-April, Ukhozi FM nalo selumemezele uhlu lwabasakazi kanye nezinhlelo zonyaka. Nakuba lungekho olutheni oluwushintsho olumenyezelwe umphathi wezinhlalo kulomsakazo onabalaleli abaningi ukuyedlula yonke kuleli…
ALICACI KAHLE IKUSASA LIKA-TBO TOUCH EMSAKAZWENI
Njengoba kudingidwa izinguquko kanye nezinkontileka eziteshini zomsakazo eziningi, ikusasa lomsakazi odumile, uTbo Touch, limile kuMetro FM. Yize zonke izinkontileka bezizovuselelwa ngoFebhuwari emsakazweni kahulumeni, uTbo Touch ubengakasayini inkontileka entsha. Lo msakazi oneminyaka engu-43…
ULWAH NDLUNKULU UTHI ANGEKE APHINDE ABEKE UMCONDO WAKHE EMCULWENI KAMASKANDI
Umculi uLwah Ndlunkulu ufunge wagomela ukuthi ngeke aphinde enze enye ingoma kamaskandi noma ahlanganyele nanoma ngubani kuloluhlobo lomculo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi abe yingxenye yengomai kaMthandeni Manqele ethi Paris athe imlethele ukudelelwa…
UDJ ODUMILE WAMUKELE UKHRESTU EMVA KWENGOZI YENDIZA
U-DJ Black Coffee odume umhlaba wonke usevule isahluko esisha empilweni yakhe. Wemukele uJesu Kristu njengeNkosi noMsindisi wakhe. Ngokwemithombo, isihlabani esiwine indondo yeGrammy saya esontweni iGrace Bible Church lapho afike azinikela khona ngokuphila…