Njengoba imisakazo eminingi ishintsha izinhlelo zayo kulenyanga ezizoqala ekuqaleni kuka-April, Ukhozi FM nalo selumemezele uhlu lwabasakazi kanye nezinhlelo zonyaka.
Nakuba lungekho olutheni oluwushintsho olumenyezelwe umphathi wezinhlalo kulomsakazo onabalaleli abaningi ukuyedlula yonke kuleli uPearl Binqose, kodwa kuqaphelekile ukuthi intandokazi yabalaleli balomsakazo uNongcebo Mckenzie akayona ingxenye yabasakazi abamenyezelwe. uNongcebo ubenza uhlelo Ezingasoze Zabuna njalo ngamaSonto phakathi kuka 12 ntambama no 3 ntmbama. loluhlelo kumenyezelwe ukuthi selizokwenziwa uLucky Nkosi.
Nalu uhlu lwezinhlelo zokhozi:
Phakathi nesonto
9-12 Jabula Ujule – Dudu Khoza
12-3 Dankie 1223 – King Sfiso and Zimdollar
3-6WNB – Tshatha and Selbeyonce
7-11 Ubusuku obuhle – Sya Mhlongo
Izinhlelo ezixubile:
00:00-03:00/03-06
Nkosinathi Mshengu
Londa Mbatha
Tuesday
3-5 Ulibo Lokuqala – Phindi P
NgoMgqibelo
00:00-03:00 am Mafresh
3-6 am Ikhwezi Lokusa – Leeh Hlophe
7-9am – Zama
9-12am Sgiya Ngengoma uTshatha uzobamba okweskhashana kuze kutholakale ozongena ezicathulweni zikaBheka uzobambisana noBingelela Mpanza
12-3 Ukhozi FM Top 20- Mandla Magwaza
3-6 Chillaz- Khetha Gwala
9-12pm- Namba Namba 2.0 – Leeh Hlophe
12-3am- Ndabezinhle – Zeal Dladla
3-6am- Sekuntwela Ezansi Nozipho Zulu
7-9am- Ezamabandla – Thokozani Ndlovu
9-12- Eshilo- Zanele Mbokazi
12-3- Ezingasoze Zabuna-Lucky Nkosi
5-8pm Jazz– Thokozani Ndlovu
8-9 UNkulunkulu nomuntu omusha – Boniswa Moto
9-12 Ingcwenga – Lucky Nkosi