Umlingisikazi uBaby Cele uvalelisa emdlalweni wakuSABC1 Uzalo. Lo mlingisi odumile, obeseyingxenye yomdlalo odumile kusukela ngo-2017, ulingise indawo kaGabisile Mdletshe. UCele uke wahlaba ikhefu ngo-2021 kodwa wabuyela endimeni yakhe. Nokho, kulokhu usehamba unomphela,…
Category: Ezikaqedisizungu
UKHOZI NOHLELO LOKUTHUNGATHA OZONGENA EZICATHULWENI ZIKABEEKAY
Umsakazo Ukhozi FM uzosungula uhlelo olukhethekile oluzothungatha uMsakazi ozongena ezicathulweni zikaBheka Beekay Mchunu ohlelweni uSigiya Ngengoma Lomsakazo uzokwenza uhlelo oluvulelekile ukubheka lomsakazi uzongena ngokugcwele kulolu hlelo alekelelane noBingelela Mpanza obesebenza noBeekay. Umthombo…
AKABONWA NANGOKHALO UNONGCEBO EZINHLELWENI ZOKHOZI ZALONYAKA
Njengoba imisakazo eminingi ishintsha izinhlelo zayo kulenyanga ezizoqala ekuqaleni kuka-April, Ukhozi FM nalo selumemezele uhlu lwabasakazi kanye nezinhlelo zonyaka. Nakuba lungekho olutheni oluwushintsho olumenyezelwe umphathi wezinhlalo kulomsakazo onabalaleli abaningi ukuyedlula yonke kuleli…
ALICACI KAHLE IKUSASA LIKA-TBO TOUCH EMSAKAZWENI
Njengoba kudingidwa izinguquko kanye nezinkontileka eziteshini zomsakazo eziningi, ikusasa lomsakazi odumile, uTbo Touch, limile kuMetro FM. Yize zonke izinkontileka bezizovuselelwa ngoFebhuwari emsakazweni kahulumeni, uTbo Touch ubengakasayini inkontileka entsha. Lo msakazi oneminyaka engu-43…
ULWAH NDLUNKULU UTHI ANGEKE APHINDE ABEKE UMCONDO WAKHE EMCULWENI KAMASKANDI
Umculi uLwah Ndlunkulu ufunge wagomela ukuthi ngeke aphinde enze enye ingoma kamaskandi noma ahlanganyele nanoma ngubani kuloluhlobo lomculo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi abe yingxenye yengomai kaMthandeni Manqele ethi Paris athe imlethele ukudelelwa…
UDJ ODUMILE WAMUKELE UKHRESTU EMVA KWENGOZI YENDIZA
U-DJ Black Coffee odume umhlaba wonke usevule isahluko esisha empilweni yakhe. Wemukele uJesu Kristu njengeNkosi noMsindisi wakhe. Ngokwemithombo, isihlabani esiwine indondo yeGrammy saya esontweni iGrace Bible Church lapho afike azinikela khona ngokuphila…
UZOBONAKALA OKOKUQALA NAMUHLA KUZALO UMR MAGIC
Owayengumsakazi woKhozi FM, uLinda ‘Mr Magic’ Sibiya usejoyine Uzalo ngesizini entsha. USibiya odume kwezokusakaza unabalandeli abaningi, ikakhulukazi KwaZulu-Natal, lapho asebenze khona emsakazweni Ukhozi FM iminyaka eminingi. USibiya uqinisekise lezi zindaba wathi uzobonakala…
UDJ TIRA USEZOBA NOHLELO OLUKHULUMA NGEMPILO YAKHE KANYE NOMNDENI KUMABONAKUDE
U-DJ Tira usejoyine inqwaba yosaziwayo bakuleli ababeke impilo yabo obala ngohlelo olungokoqobo. UDJ Tira ogama lakhe langempela uMthokozisi Khathi, unkosikazi wakhe uGugu Khathi nezingane zabo bazoba ynngxenye yaloluhleli. Ngokwemithombo esondelene nalesi sihlabani,…
ZAHOLELWA U-R800 000 IZINKABI EZABULALA U-AKA
Iphephandaba laseSwatini iTimes Of Eswatini lidalule ukuthi amaphoyisa akuleliyazwe abophe abasolwa ababili abebebhace kwelinye lamahhotela eSwatini. Laba basolwa bangabanye abathintekayo ekubulaweni komculi weHipHop wakuleli uKeanan Forbes oDume ngelika-AKA . Leliphephandaba libuye ladalula…
KUMANGALE ABALANDELI NGESIHLOKO SE-ALBUM KATHINAH ZUNGU ENTSHA
Kusuke igidigidi ezinkundleni zokuxhumana ikakhulukazi uFacebook ngesikhathi umculi wegospel odumile uThinah Zungu ededela isithombe se-Album lakhe elisha elizophuma maduze nje. Lensizwa eduma kakhulu kwezokuxhumana ngokuzichomela ngesitezi sayo somuzi kanokusho, ifake isithombe se-Album…
UMSAKAZI WEGAGASI FM UZOBONAKALA KWEMINYE YEMIDLALO KUMABONAKUDE
Umsakazi wesiteshi somsakazo sabantu abasha saKwaZulu-Natal iGagasi FM obuye abe ngusomahlaya uFelix Hlophe uthole ithuba eliyingqayezivele lokulingisa kweminye yemidlalo yamahlaya ezoboniswa kumabonakude wakuleli. I-Ekhaya Backpackers ikhuluma ngabakwaMthembu, okungumndeni ohluphekayo kodwa ohlela ukushintsha…
KUBOSHWE ILUNGU LE-EFF ELISOLWA NGOKUPHAZAMISA UNGIZWE ETHULA INKULUMO ETHEKWINI
Uhleka yedwa uNgizwe Mchunu, ngemuva kokuboshwa komkhulumeli we-EFF KwaZulu-Natal, uMazwi Blose, izolo. UBlose kuthiwa ubeyingxenye yamalungu nabalandeli be-EFF abahlasela uMchunu esithangamini nabezindaba ngenyanga edlule. Ukuboshwa kukaBlose kuza ngemuva kokuthi uMchunu evule icala…