Mine imidlalo esalele iqembu lase Naturena kusuka kulona wanamuhla, kanti Mabili kuphela amaphuzu ahlukanisa wona Amakhosi Kanye no Suthu njengoba Chiefs iyibambe emsileni ngamaphuzu 33 ku nombolo 8 Kanti Amazulu wona a…
Category: Ezemidlalo
UKHUNJULWE NJENGEQHAWE U THE ROSE OF SOWETO
Owayengumpetha womhlaba wesibhakela amahlandla amathathu, uDingaan Thobela, ukhunjulwa njengophawu lwezemidlalo nophawu lobumbano enkonzweni yesikhumbuzo sakhe. URose of Soweto, okuyigama abedume ngalo, utholwe eshonile endlini yakhe eMayfair, eGoli ngoMsombuluko odlule. Abangane nomndeni babuthane…
KWEMBULWA KWEMBESWA EMAQENJINI AKWAZULU NATALI KULESIZINI
Emva kwesizini edlule lapho sibone kahe khona amaqembu asesifundazweni saKwazulu Natali enza kancono futhi lenyuka inani lawo adlal esigabeni esiphezulu ebholeni lakuleli, kubukeka engathi kulesizini ka 2023/2024 kuzoba nzima kakhulu. Iqembu laKwaZulu-Natal…
IZONGENISA UMNOTHO IPRINCE MANGOSUTHU ULTRA MARATHON EMZINYATHI
Linyukile izinga lomjaho wokuhlonipha ingqalabutho uMntwana waKwaPhindangene ongasekho njengoba kungokokuqala ukuba iPrince Mangosuthu Ultra Marathon igijinywe engasekho. Namuhlanje lomjaho usuka endaweni yase Dundee uya eNquthu kulindeke abagijimi abangaphezulu kuka-2000. UMhlonishwa Meya wesiFunda…
ULEBITSO ANGAHLE AHLALE ISIZINI YONKE ENGADLALI NGENXA YOKULIMALA
I-Orlando Pirates iveze ukuthi umdlali wasemuva kwesokudla, uThabiso Lebitso, olimale ngesikhathi behlula iRoyal AM ngo 4-0 eHarry Gwala Stadium ngeSonto, uphuke ehlombe. AmaBhakabhaka athe uLebitso, okhishwe ngohlaka ngomzuzu ka-17 kwafakwa uThabiso Monyane,…
KUYOSIPHUKA IZIDINDI NAMUHLA NTAMBAMA KUMA KZN ABC MOTSEPE LEAGUE PLAY OFFS
Kuyoba ongaphansi phezulu namuhla ntambama phakathi kwe njampela FC Kanye no Msinga FC njengoba kuyobe kubangwa ukuthi ubani inqwele yalapha kwa Zulu Natal kwi ABC Motsepe league play Off. Lomdlalo uzodlalelwa eMandeni…
IBUYE ILAMBATHA IRICHARDS BAY FC EKAPA
Kube uqina dolo Kumdlalo we Dstv-premiership obukade udlalwa izolo kusihlwa obuphakathi kwe Cape Town Spurs Kanye ne Richard Bay FC njengoba womabili lamaqembu ezama ukubalekele izembe njengoba beyizwa kahle ukuthi ishisa kanjani…
KUYIBHEDELE IMAMELODI SUNDOWNS KWEYECAF
Iphinde yasala emzuliswaneni wemidlalo eyandulela owamanqamu iMamelodi Sundowns kwiCaf Champions League. Leli qembu ebeliqale lo mqhudelwano ngegiya eliphezulu lifane nemoto ebilelwa yinjini sekusele kancane ifike lapho iye khona. Iwashiswe ijezi yi-Esperance yaseTunisia…
NGABE IMAMELODI SUNDOWNS IZOKWAZI UKUGUQULA AMATAFULA NAMHLANJE?
Amathemba abafana besitayela okuzibona bedlala emqhudelwaneni omkhulukazi ohlanganisa amaqembu amakhulu ebholeni lezinyawo emhlabeni okuzobe kuyi 2025 fifa club world cup, azovuseleleka ngaphambi komdlalo wabo wanamuhla njengoba bezodlala umlenze wesibili kwi Caf Champion…
LIYAQHUBEKA NOKUQOPHA UMLANDO IQEMBU LEMAMELODI SUNDOWNS
Ujabulise okwengane encane umdlali we Mamelodi Sundown Tashreek Matthews ethola ithuba eliyigqayizivela lokuba adlale njengoba elizwa nge ndaba ijezi kuleliqembu selokhu efikile. Izolo usize iqembu lakhe ukuba linqobe njengoba evalele igoli lakhe…
LIGQEMEKE INGOZI IQEMBU LE SEKHUKHUNE UNITED NGAPHAMBI KOMDLALO WABO WANAMUHLA
Sebegqemeke ingozi abe Sekhukhune ngaphambi komdlalo wabo we Dstv-premiership onamuhla Kanye neqembu le Mamelodi Sundown. (Babina Noko) okuyigama le qembu lesiteketiso Sekhukhune lisawubambile umgqigqo omuhle abeza nawo kulonyaka njengoba bengasazi ISIBHAXU kulonyaka….
UMQEQESHI WEKAIZER CHIEFS UTHI NAYE KUMPHATHA KABI UKUDLIWA KWEZAKHE
UMQEQESHI weKaizer Chiefs wesikhashana, uCavin Johnson, uthi kube buhlungu ukungashayi kwabo amagoli ngemuva kokuhlulwa okweshumi kule sizini. IChiefs ihlulwe ngo 1-0 yiRichards Bay ngeSonto eKing Zweltihini Stadium okuyishiya isendaweni yeshumi, ngamaphuzu angu-23…