Umongameli weqembu lebhola lase Tunisia okuyi Esperance de Tunis uMnu Hamdi Meddeb usendlulise esikhulu isicelo lesi esibhekise kubadlali bakhe ngaphambi komdlalo omkhulu wanamuhla we caf champion league Semi final. Ngemva kokuba leli…
Category: Ezemidlalo
ICHIEFS IGAQELE UMANQOBA MGQITHI KWESOBUQEQESHI
I-Agent yebhola kuleli uMike Makaab usenikeze isibuyekezo ngekusasa likaManqoba Mngqithi kuMamelodi Sundowns. UMngqithi, osekuzophela inkontileka yakhe neSundowns ekupheleni kwesizini, ugaqelwe ngabomvu ngeKaizer Chiefs muva nje. Amakhosi asathungatha umqeqeshi ozothatha izintambo kuCavin Johnson…
INQOBE SEKUKHAHLELWA AMAPENADI ISUNDOWNS KOWENEDBANK CU
Ayikho evume ukugoba uphondo phakathi kwe University of Pretoria Kanye ne Mamelodi Sundown ku mdlalo we Nedbank cup quater final njengoba zishayane zaze zabukana ngo 1-1 ngisho nasesikhathini esengeziwe Sundown inqobe Sekukhahlelwa…
KUBOSHWE ABAYISITHUPHA NGECALA LOKUBULALA UMDLALI WECHIEFS
AMAPHOYISA aseGauteng enze intuthuko ophenyweni lwawo lokubulawa komdlali wasemuva weKaizer Chiefs, uLuke Fleurs, ngesikhathi kunesigameko sokudunwa imoto. Babophe abasolwa abayisithupha eSlovoville, eSoweto. Imoto yalo mdlali kanobhutshuzwayo yatholwa isicwiyiwe ngoMsombuluko. Okhulumela amaphoyisa aseGauteng…
IBANYANA IFUNA UKUYA EPARIS NGESITAYELA
Iqembu lamantombazane akuleli adlala ibhola lezinyawo okuyi Banyana banyana, namuhla ayobe enomdlalo onzima nalapho ezobe ebhekene khona nezintombi zase Nigeria ku mdlalo wokuzibekisela indawo emdlalweni yama Olympic azoba kuwo lonyaka e Paris….
IYOUNG AFRICANS ISIBHALELE ICAF INCWADI IKHALA NGOKUZIPHATHA KONOMPEMPE BEDLALA NEMAMELODI SUNDOWNS
Selindlulise ukungenami kwalo iqembu lase Tanzania okuyi Young African ngendlela Umdlalo wabo odlaliswe ngakhona ngUnompempe wosoku uDahana Beida ebebewudlala neMamelodi Sundowns ngomhlaka 06/04/24 epitoli. Bakhala ngokubanjwa inkunzi emini kwabha ngegoli abalithatha njengelihle…
AL AHLY NESUNDOWNS SEBELINDELE ABAZOBHEKANA NABO KUMA SEMI FINALS
Al Ahly ibidlala Umdlalo wayo we caf champion league osukwini lwayizolo kusihlwa Kanye ne Simba yase Tanzania nalapho okunqobe khona ezika (Percy Tau) obengadlali ngo 2-0 nokwenze Kube ngu 3-0 Uma sekuhlanganiswa…
ZIYAQINA IZINDABA ZOKUTHI UYAYA ENGAZITHOLELA IKHAYA ELISHA E-EUROPE
Umdlali wase siswini kwi bafana bafana u Sphephelo “Yaya” Sithole (25) kungenzeka nge Season ezayo azithole naye esegijima kuma league aphezulu emhlabeni. Lezi zindaba ziqinisekiswe Umphathi wezindaba zakhe zebhola Manual Tomas,nalapho ekuveze…
SEYINGENE KUMAZWE AHAMBA PHAMBILI E – AFRICA AYISHUMI IBAFANA
Inhlangano ebhekelele ibhola lamazwe ngamazwe okuyiFifa namuhla badedele uhlu lwaka muva lwamazwe ngamazwe ahamba phambili ebholeni lezinyawo. I-bafana bafana ukwenza kwayo kahle kwi afcon ebikhona ngaphambilini kulonyaka njengoba igcine ilele isithathu kuyenze…
IYA NGOKUVUTHWA INDLELA EBHEKE EHLATHINI KWI RICHARDS BAY FC
Iqembu le Richards Bay FC eligijima kwisigaba se Dstv-premiership lingazithola seligijima kwisigaba esingaphansi kwalesi sigaba (Motsepe league) nge Season ezayo Uma lingaqhamuki namasu amasha ngokukhulu ukuphazima kweso. Lokhu kuza ngemuva komuphumela wayizolo…
ICHIEFS NETHUBA LOKUBUYISA ISITHUNZI EMDLALWENI WANAMUHLA
Loyo oyibambamqeqeshi eqenjini leKaizer Chiefs Calvin Johnson uthi unethemba lokuthi ezakhe zizokwazi ukuwasebenzisa amathuba ezizowakha namuhla kungafani nangempelasonto esiphuma kuyona njengoba behluleke bancama Abafana bakhe e – Athlone Stadium ukuthola igoli phezu…
ZIYA NGOKUYA ZANDA IZINKINGA ZEMALI KWISWALLOWS
ZIKAPAKELA naseqenjini leDStv Diski Challenge (DDC) izinkinga zemali ezihaqe iMoroka Swallows engenye yamakilabhu anomlando omude ebholeni laseNingizimu Afrika. Leli phephandaba lihoshe ngemithombo yalo ukuthi iSwallows Reserves iye emdlalweni wayo neTS Galaxy Reserves ngoMgqibelo…