Iqembu lesizwe lakuleli iBafana Bafana nebukeka yenza kahle ngaphnasi komqeqeshi uHugo Bros kungenzeka ilahlekelwe yilomqeqeshi kungekudala. Ekuqaleni kwaleli sonto kuvele izindaba zokuthi uHugo Broos usevumile ukujoyina iqembu lesizwe laseTunisia. Ngokombiko weMosaique FM, uBroos…
Category: Ezemidlalo
SIZOKWETHULWA NGOKUSEMTHETHWENI ISIKOLE SEBHOLA SIKA KAGISHO DIKGACOI
Lowo owayengumdlali wasesiswini weBafana Bafana uKagisho Dikgacio kulindeleke athule ngokusemthethweni isikole sokuqeqeshela ibhola eBloemfontein ngenyanga ezayo. UDikgacoi kuzokhumbuleka ukuthi wabeka amakhokho ethala ngonyaka ka 2018 kusuka lapho ubelokhu esebenzenkanzima ehlanganisa ngephupho lakhe…
UYELULAMA ESIBHEDLELA USCREAMER TSHABALALA
Owayengumqeqeshi weBafana Bafana ophinde abe ngumqondisi we-Orlando Pirates uStanley ‘Screamer’ Tshabalala udutshulwe ngesikhathi kugqekezwa emzini wakhe ngoLwesithathu ntambama. Okhulumela umndeni wakwaTshabalala uThato Matuka uziqinisekisile lezi zindaba. UMatula uthe amaphoyisa aseqale uphenyo ngalolu…
ZIMBI INDABA KOWE NEDBANK CUP NJENGOBA SEZIQHATHIWE
Ziphinde zagwemana izinkunzi ezimbili zalapha emzanzi Kanye ne afrika yonkana okuyi Orlando Pirates Kanye ne Mamelodi Sundown njengoba izolo Ntambama ziqhathiwe kowe Nedbank cup quarter final ukuthi zizobhekana Kanjani. Pirates okuyi yona…
ZIZOQHATHWA NAMUHLA NTAMBAMA KWI NEDBANK CUP
Ayisishiyagalombili (8) amaqembu asele ngemva kwemidlalo ebikhona ye Nedbank cup ebiqhubeka kulempelasonto ye last 16. TS Galaxy Kanye Mamelodi Sundown nabo benze isiqiniseko sokuthi nabo elabo igama liyabalwa namuhla ntambama ngo 18:00…
EZANGEMPELASONTO ZE NOMGWENYA SECURITY MEN’S REGIONAL LEAGUE
Dubai 0-4 Piters Fast XIUthukela Wanders 1-3 Natal WitnessYoung Elephant 2-0 LacostaMkhanyakude 1-2 Real MagicRoyal Tigers 2-2 Tsameni AcademyMnambhithi All Stars 3-1 QhakazaJuventus 1-2 junior eleven
ULORCH UVALELE AMAGOLI AMABILI EZAKHE ZIDLULELA PHAMBILI KWEYENEDBANK CUP
IMamelodi Sundowns ithwale kanzima inqoba ngo 2-0 ishaya iMaritzburg United edlala kwiMotsepe Foundation Championship eTshwane ngeSonto ukuze ifinyelele kuma-quarterfinal eNedbank Cup. UThembinkosi Lorch ushaye igoli ngesikhathi amaBrazilians efinyelela esigabeni samaqembu ayishiyagalombili kulomqhudelwano…
ANGASE AZIBEKE PHANSI IZINTAMBO KU-PSL UDR KHOZA
Usihlalo wePremier Soccer League (PSL) uDkt Irvin Khoza kubikwa ukuthi useveze ukuthi kungenzeka ahoxe kulesi sikhundla ngokuthi akhethe ukungalungeneleli ukhetho lwePSL oluzoba ngoNovemba nonyaka. Imithombo esondelene nalesi nalesi sikhuu sebhola kuleli ikhomba…
STELLENBOCH SIBUKISE NGE MILFORD KOWE NEDBANK CUP LAST 16
Iqembu laseRichards Bay enyakatho yeKwaZulu-Natal okuyi (Milford)bekulindeleke noma belithemba ukuthi lizoqhubeka lapho ebeligcine khona kuma qembu adlala kwi sigaba se Dstv Nokho akwenzekanga lokho. Abafana baseKapa babonise zisuka nje ukuthi abazile ukuzovakasha…
URULANI UKHATHAZEKILE NGENDLALA YAMAGOLI KUSHALULILE
UMQEQESHI weMamelodi Sundowns uRulani Mokwena uthi ukhathazekile ngokuhluleka ukushaya amagoli kukaPeter Shalulile kulo nyaka . UShalulile uqale lonyaka ngokugijima eqenjini lesizwe lakubo iNamibia ku-Ivory Coast Afcon nakhona uze waqeda lomqhudelwano ngaphandle kwegoli….
SEKUPHELILE UKUQAGULA NGEMIDLALO YECAF CHAMPIONS LEAGUE QUATER FINALS
Seqhathiwe wonke amaqembu asele angu 8 aseyazi ukuthi ubani unobani,nini, kuphi kanjalo nama semi final aseyaziwa ukuthi azoma Kanjani. Amaqembu agcine elele endaweni yesibili kwi midlalo yamaqoqo iwona azoqala ukudlalela ngase khaya…
ISUPERSPORT IBAMBE ISUNDOWNS KOWOMKHAYA EPITOLI
Kube uqina bhawodi Kumdlalo wosokhaya base Tshwane izolo kusihlwa phakathi kwe Mamelodi Sundown 1-1 Supersport njengoba ingekho evume ukugoba uphondo kowe Dstv premiership. Injini ye Sundown Tebogo Mokoena uyena obone kuqala inethi…