Uzobe engekho eqenjini elizodlala umdlalo wamanqamu weNedbank Cup umdlali osanda kufika kwiMamelodi Sundowns, uThembinkosi Lorch. Lo mdlali wethuse abaningi elaxaza i-Orlando Pirates esikhaleni, qede wayojoyina izimbangi zayo ezinkulu. Manje sekuvele ukuthi ngeke…
Category: Ezemidlalo
LIGQASHUKILE IGODA PHAKATHI KUKA PITSO MOSIMANE NE-ABHA CLUB
Umqeqeshi wakuleli u Pitso John Mosimane (59) yena kanye neqembu lakhe lase Saudi Arabia okuyi ABHA CLUB Sekuwumlando ukuthi ubesebenza kulona ngemuva komuphumela wayizolo kusihlwa njengoba beshayiwe ngo 2-1 beshaywa yi AL…
SEZIQHATHIWE EZIFUNA UKUYOGIJIMA KU MOTSEPE LEAGUE
Iqembu lasesifundeni saSothukela okuyi Junior Eleven okuyilona omakhonya basoThukela Men’s Regional League selazi kahle kamhlophe ukuthi yiliphi iqembu elime endleleni yalo ebheke ku Motsepe League nokumele babhekane nalo kulempelasonto yango mhlaka 31…
ELAMANQAMU NAMUHLA EMIDLALWENI YOKUGCINA YE-DSTV PREMIERSHIP
Nakuba sebaziwa futhi bevunywa ompetha, omakhonya izindlondlo ze psl bakulonyaka ukuthi yibona Kanye Abafana besitayela okuyi Mamelodi Sundown njengoba sebeyinqobe amahlandla Ayisikhombisa(7)kulandelana,loyo Sekungumlando ongaziwa ukuthi uyoke ucishwe ngubani wakuphi nini. Into abaphokephele…
EZIMNYAMA NENQWABA YABADLALI ABAQOKELWE KOWEZINDONDO ZE-PSL
Nakuba engabizelwanga kulomkhakha othathwa njengomkhulukazi kwi Dstv-premiership we Football of the season umdlali we Orlando Pirates ogijima esiswini Patrick Maswanganyi kodwa kukhona lapho ekhonya khona ngo kubizwa emkhakheni eyahlukene, bheka ngoba uqokelwe…
ANQOBE I-CAF SCHOOLS CHAMPIONSHIP AWAKUKULELI
Amantombazane aseNingizimu Afrika anqobe umqhudelwano wezikole, i-U/15 Caf African Schools Football Championship ngokwehlula iMorocco ngo 5-4 sekukhahlelwa amaphenathi eZanzibar, eTanzania, izolo ebusuku. Lemidlalo yezinsuku ezine ebibanjelwe enkundleni yezimidlalo iAmaan eTanzania. Kubafana iTanzania…
IZEMBE LILOLIWE EMAQENJINI AKWAZULU-NATALI ADLALA KU-DSTV PREMIERSHIP
Umusa weRichards Bay neRoyal AM wokuvika izembe uzonqunywa ngosuku lokugcina lweDStv Premiership ngoMgqibelo. INatal Rich Boyz yehlulekile ukuqhubeka nomgqigqo omuhle wokunqoba emva kokwehlula i-Orlando Pirates ngo 1-0 ngemuva kokuhlulwa yiCape Town City…
KUMANGAZE ABANINGI UKUNGAFAKWA KUKAMABASA KWESEBAFANA BAFANA
Aleneme neze iningi labalandeli bebhola kuleli ikakhulukazi abe-Orlando Pirates ngokushiywa ngaphandle kukaTshgofatso mabasa eqenjini lebafana bafana eliyodlala ne kweyokuhlungela eyendebeyomhlaba ezodlalwa ngenyanga kaJune nonyaka. Ngaphandle kakamabasa nabanye abadlali abavame ukuba yinxenye yalesi…
KUBOSHWE ISIKHULU SE-RICHARDS BAY UNITED NGECALA LOKUTHOLAKALA NEMOTO EYEBIWE
Umqeqeshi weqembu leKwaZulu Natal eligijima ku-Dstv Premiership, iRichards Bay FC, uchithe amahora ambalwa evalelwe ejele nonogada bakhe ngemuva kokuboshwa bethweswa icala lokutholakala nemoto yokwebiwa. USIHLALO weqembu uJomo Biyela ucishe waphuthelwa wumdlalo weqembu…
IPIRATES ILAHLE AMAPHUZU AMQOKA IHLULWA YIRICHARDS BAY FC
Abafikanga bagalelekile Abafana be Richards Bay izolo kusihlwa Orlando Stadium ngenkathi bebhekene ne Orlando Pirates Kumdlalo we Dstv-premiership obukade udlalwa izolo kusihlwa. Pirates ibithwelwe ngeqoma lokuthi izozinqobela kalula Kulomdlalo ngenxa yesimo ekusona…
BEZIDLANA IMILALA NAMUHLA KWI-NKANDLA MAY
Namuhla kuhlangane izinjomane emjahweni wamahhasi waminyaka yonke oqale ngehoqa lesishiyagalolunye ekuseni namuhla oNgwengweni eNkandla. Lomjaho owaziwa ngeNkandla May kulonyaka bekubekwe imali engu R250 000 wemiklomelo emjahweni elishumi. Ihhashi elishaye intambo emjahweni omkhulu…
I-AL AHLY ICUTHELE ISIHLABANI SEMAMELODI SUNDOWNS
Iqembu lase-Egypt elithathwa njengelikhulukazi ezwenikazi lase-Africa ebholeni lezinyawo lifuna ukusayinisa isihlabani somdlali weMamelodi Sundowns kanye neBafana Bafana uTeboho mokoena. Iphephabhuku lezemidlalo lakuleli iKick Off ibhale ngaloludaba kuleli viki. Leliqembu kuthiwa lihlose ukuhlwitha…