I-Independent Electoral Commission (IEC) ikuqinisekisile ukuthi luyaqhubeka uphenyo mayelana nezimo eziholele ekuputshukeni kohlu lwabazongenela ukhetho oluzayo lwe-ANC neMK Party. loluhlu luhanjiswe yiqembu elibusayo kanye ne-MK Party ngoLwesihlanu ntambama – ngokuhambisana nomnqamulajuqu we-IEC…
UJUNIOR KANYE UTHI IBUCS INAMATHUBA ANCONO OKUNQOBA UMDLALO WANAMUHLA
Owayengumdlali weKaizer Chiefs, uJunior Khanye, useveze ukuthi i-Orlando Pirates iyona esemathubeni angcono okunqoba umdlalo obhekwe ngabomvu weSoweto Derby ka-180 namuhla. Lezi zinkunzi zaseSoweto zizolwela amaphuzu amathathu nokuzishaya isifuba kuDStv Premiership namhlanje ngoMgqibelo…
UZOTHI KHUMU UPRAVIN GORDHAN EMVA KOKHETHO
UNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni eNingizimu Afrika, uPravin Gordhan uthi uzothatha umhlalaphansi ngemuva kokhetho lukazwelonke lwalo nyaka ngoMeyi 29, uGordha ubekhuluma nabephephandaba iReuters namuhla ngoLwesihlanu.UGordhan wengamela izinhlaka zikahulumeni ezihlanganisa inkampani kagesi edonsa kanzima u-Eskom…
UNQUME UKUBUYELA EKHAYA UKOMPELA
Seyenze izingunquko ezinqala ebhetshini layo iGolden Arrows ngokuthi ibuyise umqeqeshi wayo omdala uSteve Kompea ukuthi kuzoba uyena umsindisi kuleliqembu lase Lamonti. i-Arrows imemezele osukwini lwayizolo ukuthi Steve Kompela uyena ozozosiza uMabhuti Khanyeza…
KWETHULWE IPAYIPI ELIZOPHAKELA UMPHAKATHI WASENQUTHU AMANZI AHLANZEKILE
Uyaqhubeka umsebenzi wokufaka kwepayipi elikhulukazi elisuka eVans Drift Water Treatment libheke edolobheni eNquthu. UMeya womkhandlu uMzinyathi u Ald Petros Ngubane uhambele indawo yase Nquthu eyokwethula umsebenzi ka Phase 2 wokufakwa kwalelipayipi elizodla…
UHULUMENI WASE-KZN UBEKE ECELENI U-R4.1 MILLION UKUZE KWAKHIWE ITSHE LESIKHUMBUZO LOKUFIKA KWABOMDABU BASENDIYA KULELI
UNgqongqoshe wezeziMali eKZN uNkk Peggy Nkonyeni wethule isabelo-mali sika-R150 billion esiShayamthetho eMgungundlovu ngoLwesine. Ingxenye enkulu yesabelomali saKwaZulu-Natali yabelwe imfundo, ezempilo kanye nentuthuko yezenhlalakahle. UNkonyeni uthe uMnyango wezeMfundo uzosebenzisa isabelomali sawo ukulungisa nokuvuselela…
INKATHA ITHI SESIPHELILE ISIKHATHI SOKUTHENGWA KWAMAVOTI NGAMAPHASELA OKUDLA NEZIKIBHA
Lowo ongenele esobuNdunankulu KwaZulu-Natal ngaphansi kweqembu i-IFP, uThami Ntuli, usonge imicimbi yokulungiselelwa kwe-manifesto yeqembu eKZN yonkana. UNtuli ubehambele izindawo ezehlukene ezoxoxisana namalungu eqembu futhi ewanxusa ukuthi eze ngobuningi ukuzolalela umqulu wenhlangano ozokwethulwa…
UNTULI UKHUZA UBUVILA KUBASEBENZI BOMKHANDLU UTHUKELA
Usihlalo wenhlangano yoMaspala I South African Local Government Association (SALGA) ophinde aba imeya yomkhandlu i King Cetshwayo uMnumzane Thami Ntuli uhambele isifunda uThukela izolo endaweni yeseDukuza eBergville. UNtuli ubemenywe yimeya yomkhandlu uThukela…
ULWAH NDLUNKULU UTHI ANGEKE APHINDE ABEKE UMCONDO WAKHE EMCULWENI KAMASKANDI
Umculi uLwah Ndlunkulu ufunge wagomela ukuthi ngeke aphinde enze enye ingoma kamaskandi noma ahlanganyele nanoma ngubani kuloluhlobo lomculo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi abe yingxenye yengomai kaMthandeni Manqele ethi Paris athe imlethele ukudelelwa…
UTHISHA UZILENGISELE ESIKOLENI AFUNDISA KUSO
Uthisha webanga le-12 utholwe elenga ezinkundleni zemidlalo esikoleni ngoLwesithathu ekuseni. Ngokwemibiko, lo thisha utholwe ngonompilo eHyde Park Secondary School, eGauteng. UNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng, uMatome Chiloane, uzwakalise ukudabuka ngalezi zigameko wathumela namazwi enduduzo…
LUSEYINDIDA ELOKUTHI UBANI OWAKHOKHO UR800 000 WOKUTHI KUBULAWE U-AKA
Ubani owakhokha u-R800,000 ngokubulawa kukaKiernan “AKA” Forbes? Lona ngumbuzo omkhulu amaphoyisa angakawuphenduli kulandela ukuboshwa kwabesilisa abayisikhombisa mayelana necala lokubulala uForbes nosaziwayo ongumngani wakhe uTebello “Tibz” Motsoane. Abasolwa abahlanu kwabayisikhombisa bavele eNkantolo yeMantshi…
KUHLOMULE IMINDENI ENGU 4000 YASE DUKUZA EBERGVILLE NGOHLELO LWAMANZI
Umeya woMkhandlu uThukela inkosi Ntandoyenkosi Shabalala nobuholi basoThukela kanjalo nabuholi buka maspala wasoKhahlamba bahambele indawo yase Dukuza eBergville ukuyo vula amanzi kumphakathi wakuleyandawo. Lomcimbi ubuse Dukuza Sport Ground ubuhanjelwe usihlalo wakwa-SALGA KwaZulu…