Umphakathi wase Mziyinke ku ward 28 kumasimpala iAlfredDuma uthi awazi nokuthi bazophuzani njengoba befelwe zimpompi kuleyandawo. Umhlali wakulomphakathi obhalele iphephandaba walilandisa ngaloludaba uthe “Sincela ukulungiselwa opopi ebesithembele kubo bafile kuyimanje asazi sizowathathaphi…
USESIMEMEZELE ISIKWATI AZOGADLA NGASO KOWOBUNGANI UBROSS
OnozintiRonwan Williams, Bruce bvuma Kanye no Ricardo Goss Abadlali base muva Sydney Mobie, Grant kekane Terrence Mashego, Nkosinathi Sibisi, Tapelo Xoki, Aubrey Modiba, Thapelo Morena, Siyabonga Ngezane Abadlali baseswini Teboho Mokoena, Siphephelo…
OSONHLALAKAHLE BAMASHELE EHHOVISI LIKANDUNANKULU BEKHALA NGOKUNTULA IMISEBENZI
NgoMsombuluko osonhlalakahle abangasebenzi, bephelekezelwa ngodokotela abangasebenzi, bawumise nse umgwaqo uLangalibalele, eMgungundlovu, ngesikhathi bemasha bebheke ehhovisi likaNdunankulu waseKZN, befuna ukuqashwa ngokugcwele. Leli qoqo, elicikwe wukungabikhona kwemisebenzi kusukela ngo-2013, belihlose ukubhekana nalolu daba ngokuthi…
IBUYISWE EKHAYA INGANE YAKULELI EZALELWE EZWENI LASE -SENEGAL LAPHO KUBOSHWE KHONA UNINA
Ugogo wase-Eastern Cape kulindeleke ukuthi ahlangane nomzukulu wakhe oneminyaka emibili owazalwa ejele eNtshonalanga Afrika okokuqala ngqa ezinsukwini ezizayo. UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi ubuyisele usana eNingizimu Afrika lusuka ejele laseSenegal lapho kuboshwe khona unina…
INHLANGANO ELWELA AMALUNGELO ABANTU IFUNA KUNCISHISWE INTENGO YOMFANISWANO WEZIKOLE ZAKULELI
UMnyango wezeMfundo eyisiSekelo (DBE) uthi uzocubungula isidingo semifaniswano yezikole ezahlukene zasehlobo nasebusika ukuze uphendule ophenyweni lwe-SAHRC mayelana ngokudula komfaniswano kuleli. IKhomishana YaseNingizimu Afrika Yamalungelo Abantu (i-SAHRC) yenze ucwaningo lwezindaba ezibucayi ezithinta izindaba…
UKOMPELA UTHI AKADINGE KUBONGWA NGOKUQEDA IBHADI KWIGOLDEN ARROWS
Umqeqeshi we Golden Arrows uSteve Kompela uthi akungabongwa yena ngoba naye akanawo umlingo wokuthi angafika izolo bese kusasa usevuna izithelo. UKompela usho kanje emva kokunqoba emdlalweni obukade ungempelasonto laph ezakhe iMoroka Swallows…
IMIBONO YABAFUNDI: SINENKINGA YABANTWANA ASEBEMISWE AMASONTO AMANE ESIKOLENI INTATHAKUSA SECONDARY
Mhleli, ngingomunye wabazali bezingane ezifunda eNtathakusa Secondary School eseWinterton eBergville okhathazekile. Manje sinenkinga la izingane zalwa esikoleni othisha bazixosha zihleli emakhaya sekuphele amaviki amane. Silokhu sibizwa singabazali ukuzothetha icala kodwa njalo alithethwa…
I-DA IFUNA IMELIKA IZOQAPHA UKHETHO LWAKULELI
IDemocratic Alliance (DA) isibhalele i-United States (US) namanye amazwe amaningana, okuhlanganisa ne-European Union (UN), ibacela ukuthi basize ukunikeza usizo izingqapheli zasekhaya ezizimele ngaphambi kokhetho lwangomhla zingama-29 kuNhlaba. Iqembu elikhulu eliphikisayo lithi lifuna…
SIZOKHIPHA UXHASO LUKA R3000 KULABO ABANGASEBENZI – IFP
IQEMBU leNkatha Freedom Party (IFP) lithi ukubhekana nokwanda kokuntuleka kwemisebenzi ezweni kuseqhulwini ohlwini lwezinto okumele lizenze uma lingena ezindlini zombuso ngemuva kokhetho lukazwelonke oluzayo. Le nhlangano yethule umqulu wokhetho ezinkundleni zemidlalo iMoses…
ZIQALILE ZIYAKHALA KWEZEMIDLALO KWI ZLM PROJECT KWI MIDLALO YE ABC MOTSEPE LEAGUE
Iqembu lakuleli Drankensburg okuyizinyoni zezulu nalo liyinxenye yalo mqhudelwano obanjelwe eThekwini ozodlala amasonto × 2 njengoba uqale osukwini lwayizolo. Lomqhudelwano ufaka wonke amaqembu agijima kwisigaba se KZNABC motsepe league njengoba engu 20…
KUTHUNJWE ABAFUNDI ABANGAPHEZU KUKA 250 ENIGERIA
UMengameli wase-Nigeria u-Bola Ahmed Tinubu ngoLwesihlanu uthumele amasosha ukuba ayohlenga abafundi abangaphezu kuka-250 abathunjwe oshayasibhamu esikoleni esisenyakatho-ntshonalanga yezwe esigamekweni sokuthunjwa kwabantu abaningi kakhulu eminyakeni emithathu. Ukuhlasela kombuso waseKaduna bekungokwesibili ukuthunjwa kwabantu abaningi…
KUSHAQWE IMPAHLA EHHOVISI LESAFA NGEZINSOLO ZENKOHLAKALO
Uphiko loKlebe luqhube umkhankaso wokuthungatha nokushaqa emahhovisi eSafa eGoli ngoLwesihlanu. Uphiko oluphenya ubugebengu luthi ukuseshwa kwamacala kudalwe yizinsolo zokukhwabanisa nokweba imali efinyelela ku-R1.3 million ezibhekiswe kumengameli weSafa. Lobu bugebengu kuthiwa benzeke phakathi…