UMQEQESHI weMamelodi Sundowns uRulani Mokwena uthi ukhathazekile ngokuhluleka ukushaya amagoli kukaPeter Shalulile kulo nyaka . UShalulile uqale lonyaka ngokugijima eqenjini lesizwe lakubo iNamibia ku-Ivory Coast Afcon nakhona uze waqeda lomqhudelwano ngaphandle kwegoli….
UTHOLAKALE EMAKHAZENI UMZIMBA WOMFANA WASEMNAMBITHI OWAMINZA OLWANDLE EHAMBELE I-MANIFASTO YE-IFP
UThabiso Hlatshwayo wase Acaciaville eMnambithi ubeyingxenye yamalunga eNkatha Freedom Party abehambele emcimbini wokwethulwa komqulu wokhetho (Manifasto) eMabhida eThekwini ngempelasonto. Kuvela ukuthi uThabiso wabe esehamba wayobhukuda ngaphambili kokuba kuqale umcimbi kanti uzominza.kwabe SEKUqapheleka…
ALICACI KAHLE IKUSASA LIKA-TBO TOUCH EMSAKAZWENI
Njengoba kudingidwa izinguquko kanye nezinkontileka eziteshini zomsakazo eziningi, ikusasa lomsakazi odumile, uTbo Touch, limile kuMetro FM. Yize zonke izinkontileka bezizovuselelwa ngoFebhuwari emsakazweni kahulumeni, uTbo Touch ubengakasayini inkontileka entsha. Lo msakazi oneminyaka engu-43…
IKHALE NGAPHANSI I-ANC KUMAWADI AMATHATHU OKHETHWENI LOKUCHIBIYELA ENEWCASTLE
Liphinde lakhala ngaphansi futhi iqembu le-ANC okhethweni lokuchibiyela obelukumaspala waseNewcastle esifundazweni saKwazulu-Natal izolo. Lomaspala ububambe izinketho zokuchibiyela emawadini amathathi ngenxa yezizathu ezehlukahlukene. Iqembu le-IFP yilona elinqobe lamawadi amathathu okunguward 12, 19 no…
UTHOLWE ENECALA OWABULALA ABAQWAYIZI ABAYISITHUPHA
INkantolo eNkulu yaseGauteng ePalm Ridge igwebe uSifiso Mkhwanazi ngecala lokubulala abadayisa ngomzimba abayisithupha eGoli. IJaji uCassim Moosa uthole umsolwa oneminyaka engu-21 ubudala enamacala amaningi, okuhlanganisa namacala ayisithupha ngalinye, elokubulala, elokudlwengula, nelokuphula umthetho,…
SEKUPHELILE UKUQAGULA NGEMIDLALO YECAF CHAMPIONS LEAGUE QUATER FINALS
Seqhathiwe wonke amaqembu asele angu 8 aseyazi ukuthi ubani unobani,nini, kuphi kanjalo nama semi final aseyaziwa ukuthi azoma Kanjani. Amaqembu agcine elele endaweni yesibili kwi midlalo yamaqoqo iwona azoqala ukudlalela ngase khaya…
BAYAVELA NAMUHLA ABAFUNDI BASEMNAMBITHI ABABOSHWE IZOLO
Abafundi baseMnambithi TVET College bagcwele ngaphandle kwenkantolo yase Mnambithi lapho kuzovela khona abafundi besikhungo semfundo ephakeme uMnambithi Tvet College. Laba bafundi abazovela enkantolo baboshwe izolo emva kombhikisho obukhona wayizolo lapho abafundi balesi…
UMNCWANGO UTHI KUKHISHWE IZINGQWEMBE ZE-ACTION SA KWAFAKWA EZENKATHA NGASEMOSES MABHIDA NGEMPELASONTO
Umholi weqembu i-Action SA esifundazweni saKwaZulu Natali uZwakele Mncwangi uthi sebevule icala emva kokususwa kwwezingqwembe EZ ezikhangisa ngeqembu aliholayo i-Action SA. UMncwango kwiVideo efakwe ngenye yezintatheli kuFacebook uthi lokhu kwenzeke ikakhulukazi ezindaweni…
ISUPERSPORT IBAMBE ISUNDOWNS KOWOMKHAYA EPITOLI
Kube uqina bhawodi Kumdlalo wosokhaya base Tshwane izolo kusihlwa phakathi kwe Mamelodi Sundown 1-1 Supersport njengoba ingekho evume ukugoba uphondo kowe Dstv premiership. Injini ye Sundown Tebogo Mokoena uyena obone kuqala inethi…
KUDINGEKA INYUSE AMASOKISI ISUPERSPORT UMA IFUNA UKUSHAYA ISUNDOWNS – BHASERA
ISuperSport United ingase ibe yiqembu lokuqala ukushaya iMamelodi Sundowns kumdlalo we DStv Premiership Uma sebebhekene kowo mkhaya namuhla kusihlwa njengoba kulindeleke ukuba kube ongaphansi nongaphezulu kwi derby yase Tshwane. Lomdlalo uzodlalelwa Loftus…
BALWELA UKUKHOKHELWA IMALI YABO ABAFUNDI BASE MNAMBITHI TVET COLLEGE
Abafundi basekolishi uMnabithinTVET ekhempasini esedolobheni eMnambithi babhikishe ngaphandle kwamagceke esikole bekhala ngokungaqondi ngezimali zabo zoxhaso lwabafundi uNSFAS. Labafundi bathi kukhona abafundi abathole imali nokungabafundi abaqalayo ukuzofunda kulesikhungo kwathi laba ababuyayo (Returning Students)…
KUNGENZEKA USUTHU LUZITHOLE SELULAHLEKELWA ABAXHASI ABAKHULU NGENXA YOKUKHUCULULA
Eziphuma zishisa zithi iqembu lebhola lase Thekwini oku Amazulu FC, lisengcupheni yokulahlekelwa abaxhasi babo bakudala Uma kuqhuba kanje. Laba baxhasi isitolo esikhulu esidayisa ukudla kuloloke leli lika mthaniya okungu SPAR. Laba baxhasi…