Baphume ngobuningi babo abangani, izihlobo kanye nabomndeni ukuyophelezela uBheka BeeKay Mchunu nobekwe endlininyakhe yokugcine eNgwelezane KwaZulu Natal. UMchunu udlule emhlabeni ngo Lwesibili emva kokugula isikhathi eside. Izikhulumi bezisukuma zivumelana ngezwi linye ngobunjalo…
URAMAPHOSA UHAMBELE UMKHOSI WESILO UDINUZULU ONDINI
UMengameli wezwe lase ningizimu Afrikha u num. Cyril Ramaphosa ubonane neSilo u Misuzulu kaZwelithini esgodlweni kwaNkomonye KwaCeza oNdini. Ngaphaphi kokuqa komgubho wesilo u Dinuzulu. Namuhla kuzokhunjulwa isilo uDinuzulu. Lomkhosi kwakumele ube ngesonto…
ISIYABHUKHWA KE MANJE INDLONDLO YAMARALLY
Isiyabhukhwa ngemali intokazi esencane edume kakhulu ngokuhambela amarally amaqembu ezepoliti kuleli. uThembeka Dliwako odume kakhulu ngeleNdlondlo yamaRally ongowokudabuka eMgungundlovu, uthi usezobhukhwa ngemali manje. UThembeka uthi usekhathele manje ukusetshenziswa mahhala uma kunemicimbi, usenemenenja…
KUNUKWA IPHINI LEMEYA NGOKUQHASHA IZIHLOBO OKHAHLAMBA
Iwotha ubovu i-ANCYL esifundeni i-Josiah Gumede oThukela. evukela iPhini leMeya yasoKhahlamba ngoba ilisola ngokuthi ligweve namathuba emisebenzi kumasipala kunalokho liphendlela izihlobo zalo. Lolu phiko lukhiphele abezindaba isitatimende likhononda ngoNksz Nothile Shabalala limsola…
UMFANYANA ONEMINYAKA EYISITHUPHA USHISE IMOTO KAYISE EGCEKENI
Umfana oneminyaka eyisithupha ushise imoto yohlobo lweMercedes Benz SUV emgwaqeni uPricklepear eWaterloo, KwaZulu-Natal, ngoLwesine ntambama. UPrem Balram, okhulumela iReaction Unit South Africa (Rusa) uthe bathintwe isakhamuzi ngoLwesine ntambama sicela usizo. “Ngesikhathi befika,…
KUYANDA UKUTHUNJWA KWABANTWANA KULELI
Isibalo esandayo sokuthunjwa eNingizimu Afrika sesifinyelele emazingeni angakaze abonwe, njengoba izigameko zakamuva zisikhanyisela ngeqiniso elibuhlungu izakhamuzi ezibhekene nazo. Ngokwezibalo zeStatistics SA (StatsSA), zingaphezu kuka-16 000 izigameko zokuthumba eziqoshwa minyaka yonke eNingizimu Afrika….
STELLENBOCH SIBUKISE NGE MILFORD KOWE NEDBANK CUP LAST 16
Iqembu laseRichards Bay enyakatho yeKwaZulu-Natal okuyi (Milford)bekulindeleke noma belithemba ukuthi lizoqhubeka lapho ebeligcine khona kuma qembu adlala kwi sigaba se Dstv Nokho akwenzekanga lokho. Abafana baseKapa babonise zisuka nje ukuthi abazile ukuzovakasha…
IQANJWE NGO MALUMEKAZI INKUNDLA YEZEMIDLALO YASE ACCACIAVILLE.
Kube yinjabulo kumphakathi wase Accaciaville ngenkathi ungqongqoshe wezobuciko amakiso kanjalo nezemidlalo kwisifundazwe sakwaZulu-Natal u Dkk.Ntuthuko Mahlaba evula inkundla yezemidlalo i Malumekaze Sport filled eMnambithi. Lenkundla yezemidlalo indle umnyango imali engu 10 million…
IGAMA LIKAKELLY KHUMALO LIDALULWE NJENGOWAKHOKELA IZINKABI EBUFAKAZINI.
Isitatimende sokuvuma icala somunye wabasolwa ekubulaweni kukaSenzo Meyiwa sidalule ukuthi wakhokhelwa u-R45 000 isiyonke njengengxenye yakhe ekubulaweni. Ukuvuma icala kukaBongani Ntanzi kufundwe eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesihlanu ekuseni. Lokhu kuza ngemuva kokuthi inkantolo…
UGCINE ESETAKULIWE OBEBAMBEKE NGAPHAKATHI KWELOLI KU-N11
Iloli ebelithwele abahhabhula liginqike lachitha umthalo endaweni yase Mawela wela ku N11. Umphakathi uphuthume endaweni yesigameko ukuyobutha amahhabhula abesegcwele phansi. Kusolakala ukuthi umshayeli weloli uhluleke ukulilawula labe seliphaphalaza lawela eweni. Abosizo lokuqala…
AYANCIPHA AMAHLATHI EMASELENI UMNYANGO WEZOLIMO WETHULA UPHAWU LWEMFUYO OLUKHETHEKILE
Libuyile ithemba kubalimi bemfuyo baseLoskop abebeyizisulu zokwebiwa kwemfuyo njengoba uMnyango wezoLimo nokuThuthukiswa kweziNdawo zaseMakhaya KwaZulu-Natal (DARD) wethula amamaki ahlukile esifundeni ngasinye. Lokhu kuzovumela inqubo yokuhlanganisa kabusha isitoko esilahlekile nabanikazi ngendlela elula nelula….
ZISOLA UKUKWABANISELWA IMALI YAZO IZINDUNA ZASEMANGWANENI NGOKUNGAHOLI
Izinduna zesizwe samaNgwane ezingamashumi amane 40 zibe nomhlangano eDukuza enkantolo yenkosi eMangwaneni Traditional Counsel izolo . Lezinduna azeneme njengoba sekuphele unyaka zingaholi kodwa zisebenzela isizwe saMangwane. Enye yezinduna engathandanga ukuthi kudalulwe igama…