Selindlulise ukungenami kwalo iqembu lase Tanzania okuyi Young African ngendlela Umdlalo wabo odlaliswe ngakhona ngUnompempe wosoku uDahana Beida ebebewudlala neMamelodi Sundowns ngomhlaka 06/04/24 epitoli. Bakhala ngokubanjwa inkunzi emini kwabha ngegoli abalithatha njengelihle…
AL AHLY NESUNDOWNS SEBELINDELE ABAZOBHEKANA NABO KUMA SEMI FINALS
Al Ahly ibidlala Umdlalo wayo we caf champion league osukwini lwayizolo kusihlwa Kanye ne Simba yase Tanzania nalapho okunqobe khona ezika (Percy Tau) obengadlali ngo 2-0 nokwenze Kube ngu 3-0 Uma sekuhlanganiswa…
ZIYIKHALELE INSIZWA EYAKHWABANISA U-R16 MILLION OWAWUBEKELWE IMIFUNDAZE
Ungoti womfundaze kwa-KPMG, uFidelis Moema, uvele ePalm Ridge Commercial Crimes Court ngoLwesibili, mayelana necala lokweba, ukukhwabanisa nokushushumbisa imali. UMoema uzinikele ethimbeni loKlebe eliphenya ngamacala obugebengu aseGoli. Kusolwa ukuthi phakathi kuka-2021 kuya ku-2022,…
UFUNA UBULUNGISWA UMNDENI WENGANE ENA-13 EYANUKUBEZWA ESIKOLENI
Umndeni wentombazane eneminyaka engu-13 ubudala efunda amabanga aphansi, okusolwa ukuthi idlwengulwe abafana abane besikole samabanga aphezulu ngenyanga edlule eThuto Botshelo Primary School eMahikeng eNorth West, uthi lolu daba lulimaza ingane yawo. Bathi…
UKHONGOLOSE WASEMVOTI UFUNA KUPHUCWE UMZINYATHI ILUNGELO LOKUPHAKELA UMPHAKATHI AMANZI
I African National Congress (ANC) kumaspala wase Mvoti ibambe imashi enokuthula ebibheke emahhovisi ezamanzi nokuthuthwa kwendle kuloya maspala. Amalunga e ANC athi kuyihlazo okweziwa umkhandlu uMzinyathi ukuthi uhluleke ukubaphakela amanzi ikakhukukazi e…
ZIYAQINA IZINDABA ZOKUTHI UYAYA ENGAZITHOLELA IKHAYA ELISHA E-EUROPE
Umdlali wase siswini kwi bafana bafana u Sphephelo “Yaya” Sithole (25) kungenzeka nge Season ezayo azithole naye esegijima kuma league aphezulu emhlabeni. Lezi zindaba ziqinisekiswe Umphathi wezindaba zakhe zebhola Manual Tomas,nalapho ekuveze…
INKATHA KWAZULU-NATAL IZOTHULA IZETHEMBISO ZOKHETHO OLUNDI KULEMPELASOMTO
Usihlalo we Inkatha Freedom Party(IFP) KwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli usememezele ukuthi amabombo azobheka oNdini kulempelasonto. Kanti uNtuli kulezinsuku uhambele izindawo ezahlukena lapho etshela amalunga enkatha ukuthi ngesonto awaphelele oLundi lapho ezothula khona…
SEYINGENE KUMAZWE AHAMBA PHAMBILI E – AFRICA AYISHUMI IBAFANA
Inhlangano ebhekelele ibhola lamazwe ngamazwe okuyiFifa namuhla badedele uhlu lwaka muva lwamazwe ngamazwe ahamba phambili ebholeni lezinyawo. I-bafana bafana ukwenza kwayo kahle kwi afcon ebikhona ngaphambilini kulonyaka njengoba igcine ilele isithathu kuyenze…
OWADUMA KUYIZO YIZO UJOYINE IQEMBU LE-MK
Njengoba usuku lokhetho lusondela, osaziwayo abaningi sebezihlanganisa namaqembu ezepolitiki ikakhulukazi iqembu elisanda kusungulwa loMkhonto weSizwe, eliholwa owayengumengameli uJacob Zuma. Kuloluhlu kukhona umlingisi u-Ernest “Ma A Da” Msibi, odume ngelikaChester emdlalweni othi Yizo…
UFUNA UBULUNGISWA UYISE WENGANE EYAKLINYWA NGUNINA WAYILAHLA EMFULENI
Uyise wengane enonyaka okusolakala ukuthi ibulawe wunina, usazama ukwamukela le nhlekelele. U-Enerst Tembe, ongowokudabuka eMozambique, osehlala eStanger, ngaphandle kweTheku, uthe ufuna kwenzeke ubulungiswa enganeni yakhe. USeluleko Tembe ononyaka kusolwa ukuthi uklinywe unina…
USENGUMFUNDISI OWADUMA KWIMAMELODI SUNDOWNS NEBAFANA BAFANA
Owayengumdlali weBafana Bafana neMamelodi Sundowns, uTiyani Mabunda, usewushiyile umsindo wabalandeli bakanobhutshuzwayo wathuthela ekuthuleni komoya. Usephenduke umfundisi. I-video yakamuva ku-inthanethi imkhombisa ehola ibandla lakhe esontweni likaMprofethi uSheppard Bushiri ePitoli. Abantu bahlabeke umxhwele, bathi…
i-SANDF IPHIKA IZINSOLO ZOKUTHUNJWA KWAMASOTSHA AKULELI E-DR CONGO
I-SANDF iyawuchitha umbiko wamasosha azinikele kumavukelambuso e-DRC. Ngokusho kwephephandaba elizinze eWashington, i-National Security News, amalungu amabili e-SANDF ajutshwe nophiko lwe-SADEC e-DRC aseboshiwe. Esitatimendeni sangoLwesithathu, abe-SANDF bawuchithile lo mbiko owenziwe nge-inthanethi. OLUNYE UDABA:…