Yisikhathi sokuthweswa kweziqu ezikhungweni ezahlukene kuleli ,lapho abafundi bevuna abakutshalile. UNomfundo Kubheka ungomunye wabangasalanga ngaphandle njengoba bekungokwesithathu ebeyolanda okungokwakhe eNyuvesi yaseZuluLand. UNomfundo udabuka endaweni yaseTsakane eMnambithi ubethweswa iziqu zakhe zeMasters Degree in…
ISENZO SE-DA SIFANA NCAMASHI NOKUVUKELA UMBUSO – RAMAPHOSA
UMengameli Cyril Ramaphosa usigxekile isikhangiso sokhetho se-DA esinempikiswano futhi wasichaza njengesiwukuvukela umbuso. URamaphosa ubekhuluma ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni ihhovisi elisanda kwakhiwa loMnyango Wezasekhaya kanye namahhovisi amaloli angomahamba nendlwana ayikhulu eMokopane, eLimpopo. Uthi amaloli…
BANOVALO ABALANDELI NGECHIEFS OKUNGENZEKA INGANGENI KU TOP 8
Mine imidlalo esalele iqembu lase Naturena kusuka kulona wanamuhla, kanti Mabili kuphela amaphuzu ahlukanisa wona Amakhosi Kanye no Suthu njengoba Chiefs iyibambe emsileni ngamaphuzu 33 ku nombolo 8 Kanti Amazulu wona a…
AMAPHOYISA ABULALE OWASELESOTHO OSOLWA EKUBULAWENI KWENQWABA YABANTU ESOWETO NGO 2022
Amaphoyisa adubule abulala ubhongoza wo”Zama Zama” obesefunwe isikhathi eside ngamacala amaningi ayamaniswa namacala okubulala angu-29 okuhlanganisa nesigameko sokudubula inqwaba yabantu endaweni yokucima ukoma eNomzamo Park, eSoweto lapho avulela ngenhlamvu ebhekise kubathengi ngoJulayi…
UKHUNJULWE NJENGEQHAWE U THE ROSE OF SOWETO
Owayengumpetha womhlaba wesibhakela amahlandla amathathu, uDingaan Thobela, ukhunjulwa njengophawu lwezemidlalo nophawu lobumbano enkonzweni yesikhumbuzo sakhe. URose of Soweto, okuyigama abedume ngalo, utholwe eshonile endlini yakhe eMayfair, eGoli ngoMsombuluko odlule. Abangane nomndeni babuthane…
BAZOWUTHOLA KULENYANGA UMHOLO WABO OTHISHA BAKWA GRADE R KWAZULU-NATAL ABEBENGAHOLANGA
OThisha baka grade R KwaZulu-Natal basala bedidekile bengazi konakelephi ngenyanga eyedlule ngenxa yokungatholi umholo wabo ngosuku lokuhola. INyonyana yothisha iSouth African Democratic Teachers Union (SADTU) ibe isinquma ukucela umnyango uphenye ukuthola imbangela…
KUMISIWE UKUFUNDA E-DUT EMGUNGUNDLOVU NGENXA YEMIBHIKISHO YABAFUNDI
Imibhikisho enodlame isiphoqe iDurban University of Technology ukuthi imise izifundo emakhempasini aseMgungundlovu. Isikhungo sithi amakilasi asezoqhutshwa ku-inthanethi kuze kube kuphinde kuyamenyezelwa. Ngesonto eledlule, kushiswe amahhovisi kuso lesi sikhungo, okusolwa ukuthi ashiswe abafundi…
SISUSE UMSINDO ISIKHANGISI SE-DA ESIKHOMBISA IFULEGE LAKULELI LISHA
Isikhangiso somkhankaso wokhetho we-DA esikhombisa ukushiswa kwefulegi laseNingizimu Afrika sichazwe njengesicasulayo nesingehli kahle. Lesi sikhangiso, esethulwe ngeSonto, sibonisa ifulegi laseNingizimu Afrika ngemuva, elinesihloko sokuqala esithi “Lolu khetho lumayelana nokusindisa iNingizimu Africa”. Njengoba…
KUBOSHWE ABANGAPHEZU KUKA 600 000 NGAPHANSI KOHLELO LAMAPHOYISA USHANELA
ISouth African Police Services’ (SAPS) Operation Shanela ibophe abasolwa abangaphezu kuka-600 000 beboshwa onyakeni wabo wokuqala. Leli sonto lihlanganisa unyaka owodwa selokhu kwaqalwa lolu hlelo, okuhloswe ngalo ukuqeda ubugebengu ezindaweni eziminyene ezweni…
SEKUZOBHALISWA IMINININGWANE YABATHENGA UMUTHI WOMKHUHLANE EMAKHEMISI
I-South African Health Products Regulatory Authority (SAHPRA) kanye nabanye abalawuli bezempilo bamiselwe ukusebenzisa izindlela zokunqanda amazinga aphezulu okusetshenziswa kwe-codeine.Lolu hlelo luzophoqa amakhemisi, nezinye izinhlaka ezikhipha imithi, ukuthi ziqophe izinombolo zomazisi zabantu abanikezwe…
URAF UKHOKHELE ABOKUFIKA KULELI IMALI ENGAPHEZU KUKA R18 BILLION
Isikhwama esibhekelele ukunxephezela labo abalimala ezingozini zomgwaqo kuleli iRoad Accident Fund isikhokhele abantu bokufika kuleli imali engabalelwa ku R18 Billion wamarandi eminyakeni emihlanu edlule. Lokhu kuvezwe yiloyo oyisikhulu esiphezulu kulenhlangano uCollins Letsoalo…
BASINDE NGOKULAMBISA ENGOZINI YEMOTO ABASUBATHI BELIBHEKISE KUPRINCE MANGOSUTHU MARATHON
Abagijimi abebesuka e Goli eSowetu bethola ingozi yemoto emngaqweni osuka eNquthu ongenele eDundee u-R63 ngoMgqibelo. Laba basubathi bebelibangise emqhudelwaneni waminyaka yonke owenzeka esifundeni uMzinyathi owaziwa gePrince Mangosuthu Buthelezi Marathon eDundee. Abathathu baphuthunyiswe…