Uzoqeda iminyaka emine manje umjaho I Nquthu June owenziwa minyaka yonke e Nquthu. Lomjaho usuke uhlunga amahhashi azobe etelebhela kumjaho omukhulu kazi wesifundazwe i Dundee July. Kulonyaka lomjaho uqondane neholidi labantu abasha…
UZOVELA ENKANTOLO UMLISA OKHULELISE UMSHANA WAKHE ONA-14
Owesilisa, 52, wase-Allanridge, eFree State, kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yase-Odendaalsrus ngoMsombuluko ngemuva kokuboshwa mayelana nomshana wakhe oneminyaka engu-14 ubudala ekhulelwe. Ngokusho kokhulumela amaphoyisa uStephen Thakeng, ingane ifike ekhaya ngoLwesihlanu yabikela umama…
BATHI AKANIKWE AMA-FLOWER AKHE UTHISHA OGADELA UMFUNDI INGANE
Abawuvali umlomo abantu ngesenzo sikathisha ovele kwezokuxhumana ephethe umntwana womfundi ukuze akhone ukubhala izivivinyo zakhe. UNtethe Manyoni odabuka eBergville eWoodford ofundisa iHistory kwa grade10-12 esikoleni iDaspoort Secondary ePretoria uphenduke isilomo wawina izinhliziyo…
i-MK ISILIFAKE ENKANTOLO UDABA LOKUHLALA KWEPHALAMENDE LAKULELI
Iqembu loMkhonto weSizwe lithi selifaka amaphepha eNkantolo yoMthethosisekelo ngenhloso yokuvimbela ukuhlala okokuqala kwePhalamende lesikhombisa lentando yabantu. Iqembu eliholwa ngowayengumengameli uJacob Zuma lithi i-Independent Electoral Commission yaqola ukhetho lwango-2024 ivuna i-ANC. Okhulumela iPhalamende uNhlamulo…
ULUKE NTOMBELA UTHI NAMANJE UTIRA USAMNCENGA NGEMALI
Umculi osafufusa uLuke Ntombelalo uthi namanje uDJ Tira usamthumelela imiyalezo emncenga ukuthi ayeke ukubhala ngaye ezinkundleni zokuxhumana. Lomculi, wagqama kakhulu emavikini amabalwa edlule ngesikhathi ebhala ekhasini lakhe lakuFacebook esola loDJ odumile ngokumfakela…
UMTHANDENI USEKHWELE WADILIKA KU-DR SIPHO SITHOLE WENATIVE RHYTHMS
Umculi kamaskandi odumile uMthandeni Manqele obuye aziwa ngeleGcokama elisha usekhwele wadilika kuDr Sipho Sithole ongumsunguli nomphathi wenkampani ekhiqiza umculo kuleli iNative Rythms. Noma kungacaci kahle ukuthi ngabe uSithole wenzeni kuManqele, kodwa zikhona…
KUSINDE UMCULI KWASHONA INGANE YAKHE ENGOZINI
UMculi uLehlogonolo Chauke owaziwa ngelika Shebeshxt usinde engozini izolo ebusuku eLimpopo. UShebext uke wabandakanyeka engozini yemoto ezinyangeni ezedlule usephinde wehlakalelwa isimo esifanayo emva kwenyanga ethenge imoto. Lomculi ubehamba ngemoto yakhe yohlobo lwePolo…
UFUNA IZIMPENDULO UMNDENI WOMFANYANA ONA-10 OWASIWA ESIKOLENI SOKUSOKA UMNDENI UNGAZI
Umama womfana oneminyaka eyishumi ubudala waseLephalale eLimpopo, owathunjwa wayiswa esikoleni sokusoka, ufuna iziphathimandla zithathele izinyathelo umnikazi wesikole sokusoka. UNathan Mokoena wanyamalala ngoLwesine ntambama ephuma esikoleni. Amaphoyisa alunywe indlebe, ingane yatholwa endaweni eqhele…
UKHALA EZIMATHONSI UMCULI OSAFUFUSA NGOKUNGAKHOKHELWA YILADYSMITH SHOW
Umculi weKwaito osafufusa uMahlangi ongowokudabuka eMnambithi endaweni yaseWatersmeet eGcizela ukhala ezimathonsi emva kokuba angakhokhelwanga imali yakhe ayeyithenjiswe abahleli bomcimbi iLadysmith Show yalonyaka. Lomculi osezinze eThekwini ngokuhlala, uthi wacelwa abahleli balomcimbi bebambisene nomnyango…
i-NSFAS INXUSA OMASTEDE UKUTHI BANGABAXOSHI ABANTWANA ABANGAKHOKHILE
Uhlelo olusiza abafundi ngezimali, iNSFAS, lunxuse abanikazi bezindlu abasakweletwa ukuthi bangaxoshi abafundi. Kuthenjiswe ukuthi zonke izimangalo ezisebenzayo zizoxazululwa ezinsukwini eziyi-10 ezizayo. Lokhu ngemuva kokuthi uMphathi walolu hlelo, uFreeman Nomvalo exoxisane nabanikazi bezindlu…
SIJABULE NGOKUDLALA NGOKULINGANA NENIGERIA: HUGO BROOS
Umqeqeshi weBafana Bafana u-Hugo Broos ujabulile ngokudlala ngokulingana 1-1 neNigeria emdlalweni wabo othokozisayo wokuhlungela iNdebe yoMhlaba ka-2026 e-Godswill Akpabio International Stadium e-Uyo ngoLwesihlanu ebusuku. Iqembu lishiye iNingizimu Afrika endaweni yesine kuGroup C…
KUZONGENELELA U-SASSA EKUHLINZEKENI NGEZINSIZA KWABAKHAHLANYEZWE YISISHINGISHANE OTHONGATHI
Njengoba kuqhubeka imizamo yokusiza oThongathi, enyakatho yeTheku, kulandela isishingishane sangoMsombuluko, iSouth African Social Security Agency (SASSA) KwaZulu-Natal ithe nayo izohlanganisa imizamo. Inhlangano yonogada esifundazweni ithe isivele itshale amathimba azohlola. Nakuba imizamo yokusiza…