POLOKWANE – UKhomishana wamaPhoyisa eLimpopo, uLieutenant General Thembi Hadebe, useshayele ihlombe ukuboshwa ngokushesha komsolwa oneminyaka engu-35 ubudala obandakanyeka ecaleni lokudlwengula amantombazane amabili, aneminyaka engu-13 no-17 ubudala, okuholele ekubulaweni kabuhlungu kweyodwa kanye nokulimala…
INGOZI YEMOTO ENYANTISAYO IDLULE NABACULI BE-AFRO POP ABADUMILE
Lowo owayengumculi we-Ambitious Entertainment, uBokang Moleli, odume ngelikaMalume Vector, udlule emhlabeni engozini yemoto ngoLwesithathu ntambama. UMalume Vector ubehamba ngemoto nomunye umculi uLizwei Wokuqala naye olahlekelwe yimpilo yakhe. Imenenja kaMalume Vector uThato Pebane…
BABONGA UHULUMENI WOBUMBANO NGOKULETHA IMIDLALO YEPREMIER’S CUP ABASOLUNDI
Imeya kamaspala wasoLundi uWilson Ntshangase uthi sebemi ngomumu ukwamukela zonke izihambeli kanye nezivakashi ezizoba yinxenye yemidlalo ikwaZulu-Natal Primier’s Cup ezoba kulempelasonto. Kulonyaka lemidlalo yekwaZulu-Natal Primer’s Cup izobanjelwa ePrince Mangosuthu Regional Stadum oLundi…
UMCHUNU UNCOME AMAPHOYISA ADUBULE IZIGEBENGU ENANDA
UNGQONGQOSHE uMnuz Senzo Mchunu usencome ithimba lamaphoyisa KwaZulu-Natal ngokuthatha izinyathelo ezinqala ezithinta iqembu labasolwa ngokubulala eNanda, enyakatho yeTheku. Kudutshulwe kwabulawa abasolwa abathathu ngoLwesibili ebusuku. Abasolwa abane abebefunwa uthuli amaphoyisa isikhathi eside bebefunelwa…
INKANTOLO IKHABE NGAZO ZOMBILI UHLELO LUKAHULUMENI LWE-NHI
INkantolo Ephakeme yasePitoli isimemezele izigaba zoMthetho Wezempilo Kazwelonke, onikeza uhulumeni amandla okunquma ukuthi odokotela bangenza kuphi, ngokuphambene nomthethosisekelo. Icala belifakwe yinyunyana yabasebenzi iSolidarity. Okhulumela iSolidarity, uDirk Hermann, uthe lesi sinqumosikahulumeni sishaya indiva…
IZOQALA NGOMHLAKA 3 AUGUST I SEASON ETSHA YE BETWAY PREMIERSHIP
Usihlalo we Psl Dr Irvin khoza usememezele usuku okuzoqalwa ngalo imidlalo ye PSL kanjalo nabaxhasi abasha njengoba sekuvele izindaba zokuthi sekukhona abaxhasi abasha Sha okungu Betway. Kanti ukuthi zizoqala Kanjani ngo mhlaka…
BAMISIWE ABAFUNDI ABAMHLOPHE ABACWASE ABANSUNDU ESIKOLENI
Ihhovisi lesifunda iTshwane South lathola isicelo ukuthi abafundi base Pretoria Girls High bahlela imashi ngoLwesihlanu mhla ka 19 Julayi Kulandela ukuvulwa kwe WhatsApp Group ivulwa ngabafundi abamhlophe abayisebenzisa ukuhlambalaza nokucwasa abafundi abamnyama….
UHLOPHE UFUNA IZINKAMPANI ZANGAPHANDLE ZIKHOKHISWE INTELA ENINGI
UMHOLI weqembu loMkhonto weSizwe (MK) ePhalamende uJohn Hlophe usephakamise ukuthi izwe kufanele lithenge uwoyela oshibhile e-Iran, kukhokhiswe intela ezinkampanini zakwamanye amazwe futhi libuyisele umsebenzi wezempi oyimpoqo. Uphinde wathi uma ongqongqoshe beyeka ezinye…
KUKHISHWE UMEHLOKABONI KAR50 000 KULOWO ONGABA NOMKHONDO WOMTWANA OWALAHLEKA
GQEBERHA – Uphiko olubhekele udlame lwemindeni, ukuvikelwa kwezingane kanye namacala ocansi (FCS) eGqeberha basaphenya ngokuduka kwengane eneminyaka emine ubudala, uNakane Lizane, owaduka ekubo mhla ziyi-11 kuNhlaba wezi-2023 eWells Estate. Kusolwa ukuthi ngalolu…
LIHLEHLILE ICALA ELIBHEKENE NOZIZI KODWA
Icala lenkohlakalo elibhekene nelunga lephalamende leqembu leANC nelalingu Ngqongqoshe wezemidlalo,amaciko namasiko uMnu Zizi Kodwa lihlehlele umhlaka 21 August kulonyaka. Kulandela ukuvela kwakhe kafishane enkantolo Palm Ridge izolo. UZizi Kodwa kwavela izinsolo zenkohlakalo…
BAFUNA KUVALWE INKANTOLO ETHEKWINI NGENXA YOKWESABISA NGEBHOMU
I-Public Servants Association e-KZN isiphinde yagcizelela ukuthi ivale iNkantolo yeMantshi yaseThekwini mayelana nezokuphepha ebhilidini emuva kokuthi kufone umuntu ethi kuzoqhuma ibhomu ekuseni. Ngemva kokuhlola, amaphoyisa awatholanga lutho kulendaweni. Ngesonto eledlule, i-PSA icele…
UDUMA UZOBA NOMHLANGANO NABAMATEKISI BEZODINGIDA IZINKINGA EZIBHEKENE NALEMBONI
UNgqongqoshe wezokuThutha eKZN, uMnuz Siboniso Duma, uthe kuzoxazululwa ukungaboni ngasolinye osekudonse iminyaka emibili emizileni yamatekisi esifundazweni. NgoLwesine kuzoba nomhlangano phakathi komnyango, umkhandlu wamatekisi, iSANTACO nezikhulu zomthetho. Namuhla ekuseni eMpangeni umgwaqo u-R34 ngaseMpangeni…