Amaphoyisa aseNigel abophe ibhungu elineminyaka engu 21 ngolwesithathu ngecala lokubulala unina ongalizali ngomklinya. U-Anna Tshabalala oneminyaka engamashumi amahlanu ubulawe ngolwesithathu ebulawa yindodana yomyeni wakhe eNigel, Ekurhuleni eGoli. UBaba wale nsizwa okungu Mnu…
AMAPHOYISA ATHOLE INKAMBI YAMASOSHA ENGEKHO EMTHETHWENI EQEQESHA ABOKUFIKA KULELI
Amaphoyisa aseMpumalanga abhaqe inkambi yokuqeqesha amasosha ngokungemthetho ngaphandle kwase White River ngolwesithathu. Lenkambi kubikwa ukuthi ngokusemthwethweni leyandawo yindawo lapho kuqeqesha khona onogada. Kuboshwe abokufika base Libya abangu 95 abebekuleli ngokungemthetho , njengamanje…
KUVUNDULULWE INDAWO EKHIQIZA UMBOMBAYI WOTSHWALA EGOLI.
Amaphoyosa eJohannesburg Metro Police Department (JMPD) avundulule imboni ekhiqiza utshwala ngokungemthetho eHekpoort, eGoli. Amaphoyisa alunywe indlebe ngalendawo ekhiqiza utshwala abe esegasela kungazelelemuntu afica owesilisa oneminyaka engamashumi amane nanhlanu ozibize ngemenenja kuleyandawo. Phakathi…
BASABISA NGOKUBHIKISHELA EMAHHOVISI ENKATHA BENQUNU ABASIFAZANE BASE MNAMBITHI
Abesifazane baseMoba eMnambithi sebesongele ikhansele laku ward 15 uMnuz Xolani Kubheka kanye noMaspala uThukela ngombhikisho ngendaba yokwentula amanzi kule ward. Kuzwakale izindaba ezithi abasifazane baseMoba bahlela umbhikisho wokuya emahhlovisi eNkatha Freedom Party…
UMKHWANAZI UTHI ANGEKE BAHLEHLE BENGAMAPHOYISA UMA IZIGEBENGU ZIBAHLASELA
UKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, usexwayise izigebengu ezidubula amaphoyisa ngokuthi amaphoyisa angeke ahlehle kodwa agxivize igunya lombuso ukuqinisekisa ukuthi izimpilo zamaphoyisa ziyagcinwa, nokuqinisekisa ukuthi izakhamizi zaKwaZulu-Natal ziyavikeleka ezigebengwini eziqinile ezinganqeni…
SESIFINYELELE KU 260 ISIBALO SABASHONE KUBIHLIKA UMHLABA EZWENI LASE-ETHIOPIA
Isibalo sabashonile ngenxa yokubihlika kwenhlabathi e-Ethiopia ekuqaleni kwaleli sonto sesinyuke safinyelela ku-261 kanti kulindeleke ukuthi sicishe siphindeke kabili, kusho iHhovisi leNhlangano Yezizwe Ezihlangene Lokuxhumanisa Izindaba Zobuntu (UNOCHA) ngoLwesine. Izimvula ezinamandla zidale ukubihlika…
IYENYUKA IMALI YOKUSABALALISA UKUDLA KWEZINGANE ZESIKOLE
INational School Nutrition Programme eKZN ithi ukunyuswa kwesabelomali salo kuzoyisiza ekuxazululeni izinselelo zezimali.UNgqongqoshe wezeziMali uFrancois Rodgers wethule kabusha isabelo-mali sesifundazwe ngoLwesine wamemezela ukuthi uzokwenyuka ngo-R19 million ohlelweni lonyaka wezimali wezi-2024-2025. UMnuz Lindani…
URAMAPHOSA UQOKE UMANDISA MAYA NJENGENHLOKO ENTSHA YAMAJAJI KULELI
UMengameli uCyril Ramaphosa uqoke uMandisa Maya njengeNhloko yamaJaji entsha yezwe. ISekela Lejaji Eliyinhloko lamanje lizoba ngowesifazane wokuqala ukuthola indima njengenhloko yophiko lwezobulungiswa bezwe, oluzoqala ukusebenza kusukela mhla lu-1 kuMandulo. Uzothatha izintambo kuNhloko…
ISUNDOWNS IZOVULA EYEBETWAY NOMKHAYA BAYO ISUPERSPORT
Ama defending Champions okuyi Mamelodi Sundown azoqala ukuvikela isicoco Sabo se Premiership ne siphethe abaxhasi abasha sha okungu Betway, othathe indawo Ka DSTV obesexhase iminyaka 4 kwe mihlanu kuleyo okwakuvunyelwene ngayo,kanti izovula…
KUFE ABABILI NGESIKHATHI AMADODA ANGAZIWA EVULELA NGENHLAMVU ESIDLANGALELENI EPHOENIX NALUHLA EKUSENI
Kubulawe abantu ababili esigamekweni sokudubula esenzeka ePhoenix. Yize imininingwane ngesigameko sokuhlasela ingakacaci, imibiko evela endaweni yesigameko ithi owesilisa nowesifazane badutshulwe bengena esndaweni yokuhlala eyicomplex eClayfield ngoLwesihlanu ekuseni. Inkampani yosizo lokuqala i-VIP KZN…
AMAPHOYISA ADUBULE ABASOLWA ABATHATHU ABATHINTEKA EKUQHUNYISWENI KWE-ATM ESIKHAWINI
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abulale abanye abasolwa abathathu okusolwa ukuthi bayathinteka ekuqhunyisweni kwe-ATM Eskhaleni. Amaphoyisa athe laba abathathu bebesendaweni yabo yokucasha ngesikhathi kuqhuma isibhamu ezintatha zangoLwesihlanu. Ukudubulana kwenzeke esikhathini esingaphansi kwamahora angu-24 amaphoyisa edubule…
IMNAMBITHI TVET COLLEGE ISINGATHE UMNCINTISWANO WEZINKULUMO MPIKISWANA
I-Mnambithi TVET College namuhla ibisingathe uMqhudelwano wenkulumo mpikiswano obizwa nge-Intercampus Debate eCrown Hotel eMnambithi. Lo mcimbi ubuhlanganise abafundi abavela kuzo zonke izikhungo zekolishi, bekhombisa amakhono abo ekukhulumeni esidlangalaleni nasekucabangeni okujulile. I-Crown Hotel…