bahlomule ngezicathula ezingaphezu kwamashumi amahlanu(50) abafundi base sikolweni i-Morningside Primary School endaweni yakwaSthole e Dundee. Labafundi bahlonzwe isikole njengoba ukhansela welandawa uThabo Ngcobo edlulise lomnikelo kuthishanhlonko wesikole uNkk. Gwebu. UNgcobo uthi iwadi…
Category: Izindaba Zomphakathi
BABOSHELWE UKWEBA AMAZAMBANE EPLAZINI EBERGVILLE
Njengoba kuya ngokumba eqolo ukudla ezitolo kuleli abantu bakuthola kunzima ukuthenga okuya ngasesiswini bese bezama izindlela ezilula ukuze belale bedlile. EBergville yindawo yasemakhaya edle ngamaplazi amaningi akhiqiza ukudla okuningi kanti abantu abahlala…
USOMABHIZINISI UBIZE ABASEBENZI BASOTHUKELA NGAMAVILA ANGAMANUKU
Uthukuthela uthelwa ngamanzi usomabhizinisi wase Illing road edolobheni uMnambithi uMnuz Salim wesitolo i-Ladysmith Hardware. Losomabhizinisi usola abasebenzi bomkhandlu uThukela ngobuvila nobunuku ngoba uthi sekuzophela isonto lesine manje kwaqhuma isitamkoko, wabika kodwa akekho…
I-ANC EMZINYATHI IHALALISELE INKOSI YASE MADUNGENI KWESOKUBA IPHINI LIKANDUNANKULU
Kulempelasonto esisuka kuyo kuqopheke umlando esizweni sikaZulu. ISilo uMisuzulu kaZwelithini ememezela uNdunankuku kanjolo nephini lika Ndunankulu kaZulu emcimbini woMkhosi waseSandlwana weminyaka eyikhulu nameshumi amane nanhlanu 145 Sandlwane Nquthu. ISilo simemezele umfundisi uThulasizwe…
ICELA USIZO INTOMBAZANYANA EYASALA DENGWANE KUSHA INDLU
Inzima impilo kuSthembile Phungula (24) wase Bergville eRockdale eZwelisha njengoba efihle ikhanda emzini womuntu ngemuva kokuthi uRondo abehlala kuwo nomtwana wakhe lasha langqongqa mhla zilishumi nambili kwephezulu. Iphephandaba lomphakathi UThukela News laziswe…
IDLULE NABATHATHU INGOZI KU-N11
Kugingqike iveni ezimpambanweni zeChelmsford ku N-11 namuhla yadlula nabantu abathathu kwathi oyedwa walimala kanzima. UNksz Chantelle Botha weKwaZulu Private Ambulance Services uthe ngesikhathi abezimo bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi umshayeli weveni uhlulekile…
INKATHA FREEDOM PARTY IBAMBE I-KUNGAWE CAMPAIGN EBERGVILLE
Njengoba kungunyaka wokuvota kuleli amaqembu aseqalile aphume umkhankaso wokunxenxa abantu kuzozonke izindawo kuleli ukuba baphume ngobuningi ukuyobhalisela ukuvota. Osukwini layizolo ushlalo weqembu lenkatha yenkululeko yesizwe Othukela uMnu Mbuzeleni Mkhize uhole umkhankaso weqembu…
BACELE UMUSA KANKULUNKULU BEVULA UNYAKA NGENKONZO E-NQUBEKOFM
Umsakazo womphakathi ozinze eMnambithi iNqubekofm ibambe inkonzo yokuvula unyaka namuhla ehholo lomphakathi enkabeni yedolobha. Abazalwane bamabandla ahlukene aqhamuka ezindaweni zaseMnambithi bagqoke amajoyini bazodumisa ndawonye,lomkhuleko bawenza njalo uma kuqala unyaka lapho besuke bekhulekela…
INJABULO KUHLOMULA UMELUSI WEZINKOMO WASE BLUE BANK EMNYANGWENI WEZOLIMO
Owesilisa wase ndaweni yase Blue Bank eMnambithi uhlomule emnyangweni wezolimo wesifundazwe iKwaZulu Natal ohlelweni lokuthuthukisa abalimi basemakhaya abane ntshisekelo emkhakheni wezolimo. UMnuz Vukani Khumalo osusha uthi ujabule ngohambo lwakhe kulomkhakha ngoba wawuthanda…
KUHLONISHWE ABENZE KAHLE KUMATIKULETSHENI E-ALFRED DUMA
Izolo umkhandlu iAlfredDuma ibambe umcimbi waminyaka yonke yokuhlonipha abafundi abenzekahle kumatikuletsheni kunyaka ka2023. Lomcimbi wethulwe ngumeya womkhandlu umhlonishwa Cllr Zama Sibisi ngenhlosobyokuchoma uphaphe abafundi abalishumi abenzekahle kanye nokwamukelisa abangu 200 imali yokubhalisa…
ABAPHATHI BATHI AMAPHAPHU PHANSI KUBAFUNDI BE LEARNERSHIP EBERGVILLE NGOLWAMAHOLO
Abafundi base Bergville abangaphansi kohlelo lwe Learnership ye Business Administration badlulise izikhalazo zabo ngokungatholi iholo labo abalithola zinyanga zonke nosekuphele izinyanga ezimbili, labafundi bathi kabasazi ngokuqhubekayo njengoba bengatholi ukucaciseleka ngokwenzeka ngabo manje…
UGQOKISWE EZOBUMEYA OBAQWAQWADE EMAKHANDA KUMANTIKULETSHENI EMTSHEZI
Kuqhume phezulu umkikizo ngenkathi umkhandlu wase-Inkosi Langalibalele Local Municipality oholwa uMeya uKhansela Mduduzi “Sobholenyoni” Myeza uthwesa uphaphe leGwalagwala abali-10 abebefunda uMatikuletsheni wangonyaka owedlule u2023 emcimbini obizwa phecelezi nge Matric Excellence Awards 2024…