UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal uthi ziningi izikhungo ezicekeleke phansi ngenxa yemvula enamandla esanda kudlula. Okhulumela uMnyango uNathi Olifant uthi imitholampilo nezibhedlela eziseMgungundlovu, uThukela kanye neziFunda zeTheku zithintekile. “Esifundeni sasoThukela, eMtholampilo waseNtabamhlophe, ngaphansi kweSibhedlela…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUDINGEKE BAKHISHWE NGEZINDLAWU ABEBEBANDAKANYEKE ENGOZINI KU-N3 NAMUHLA EKUSENI
I-KwaZulu Private Ambulance Service isabela engozini embi eyenzeke ku-N3 ngaseMgungundlovu namhlanje ekuseni. Ngesikhathi befika endaweni yesigameko, abezimo eziphuthumayo bathole ukushayisana kweloli neveni. Kulimale abagibeli ababili abaphuthunyiswe esibhedlela. Ngosizo lwabosizo lokuqala, isiguli esisodwa…
KUFE ABASOLWA ABANE BEBHEKENE NGENGANONO NAMAPHOYISA EMOOI RIVER
KUSHONE abasolwa abane ngesikhathi bedubulana namaphoyisa KwaZulu-Natal ngemuva kokujaha imoto ngesivinini esiphezulu. Abaphenyi bavimbe imoto yaleli qembu ku-N3 eMooi River ngoMsombuluko. “Amaphoyisa avimbe imoto yabasolwa ku-N3 Highway akhombisa ukuthi umshayeli akame, nokho…
UBUFAKAZI ECALENI LIKASENZO BUVEZA UKUTHI OMUNYE WABASOLWA WAXHUMANA KWAZE KWAKABILI NOMCULI UKELLY KHUMALO
Umphenyi ophambili ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa useveze ukuthi omunye wabasolwa waxhumana noKelly Khumalo. Ebufakazini bakhe uBrigadier Bongani Gininda utshele inkantolo ukuthi ngokuhlaziya iselula bathole ukuthi ummangalelwa unombolo 5, uFisokuhle Ntuli, uke waxhumana…
KUTHOLAKALE IZIDAKAMIZWA NOTSHWALA EMOTWENI YOMDLALI WEBHOLA ODALE INGOZI ETHEMBISA
Ingozi yemoto eyenzeke eTembisa ebandakanya umdlali weSekhukhune United uShaun Mogaila ngoLwesithathu ekuseni iholele ekufeni kwentombazane eneminyaka eyisishiyagalolunye kwashiya umfana oneminyaka engu-13 elimele kanzima. Ngokusho kokhulumela amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni uThabiso Makgato, isigameko senzeke…
KUVULIWE UKUVOTELA EZONQAMULA UNYAKA OKHOZINI FM
UKhozi FM selusememezele ngokusemthethweni umkhankaso walo wokuvotela izingoma ezizoba izingoma ezihlukanisa unyaka. Lolu hlelo lwethulwe ngoLwesine ntambama ohlelweni iWoza Nabangani Bakho, oluphethwe nguKhathide Ngobe no-Selby Mkhize. Umphathi wesiteshi, uSbongi Ngcobo, kanye nomphathi…
UGWETHSWE UDILIKA JELE UMLISA(57) OWADLWENGULA INDODAKAZI YAKHE ANGAYIZALI ENEMINYAKA ENGU – 13
Inkantolo yesiFunda sasePolokwane igwebe owesilisa oneminyaka engu-57 ubudala udilikajele ngamacala okudlwengula indodakazi yakhe angayizali, oneminyaka engu-13, esigodini saseMagwai ngaphansi kwamaphoyisa aseMatlala. Icala liveze ukuthi ngoJulayi 20, 2016, le ntombazane yashiya ikhaya layo…
INKANTOLO IGWEBE UMLISA OWADLA U-R6 MILLION WASEMKHANYAKUDE
Owayengumphathi wamabhuku kuMasipala waseMkhanyakude uzochitha iminyaka eyisikhombisa ebhadla ejele ngamacala okukhwabanisa okungaphezu kuka-R6 million. INkantolo Yamacala Ezohwebo yaseThekwini igwebe uLindiwe Ngomane ngamacala awenza ngo-2006. Okhulumela i-NPA eKZN uNatasha Kara uthe uNgomane wenza…
BEBELWA NOKWEBIWA KWEMFUYO ABABULEWE NGEMPELASONTO EMTSHEZI
Kusolwa iqeqebana elibandakanyeka ezenzweni zokweba imfuyo ngokubulala amalungu omndeni wakwaNdaba nowakwaMazibuko e-Estcourt. Amaphoyisa abophe amadoda amahlanu ahlobene nesigameko sokudubula esenzeka eNyezane ngomhlaka 27 kuMfumfu, lapho kwashona khona abantu abahlanu, kwalimala oyedwa. UColonel…
BATHOLAKALE SEBESHONILE ABASEBENZI ABEBEVALELEKE EMBOBENI YESITAMKOKO EBINONI
Imizimba yabasebenzi abathathu abebenyamelele emva kokungena embobeni yesitamkoko babezama ukukhuculula umgudu wendle emgwaqeni uBradford no Liverpool eGoli eBenoni itholakele osukwini lwayizolo lapho. Abezimo eziphuthumayo babikelwa ngesahlakalo emva kokuthi labasebenzi abathathu bengaphumanga kulomgodi…
UDr NKOSI UYINGILOSI ETHUNYWE UKUZOSINDISA IMPILO YAMI- NTANDO MHLONGO.
Ubonga uDr Nkosi omsize enkingeni abesebhekene nayo isikhathi eside uNtando Mhlongo. UMhlongo uthi ubonga akaphezi ngothando kanye nosizo alunikwe yisibhedlela iLarvena eMnambithi. ‘ Ngibonga, abaphathi, abasebenzi ikakhulukazi uDokotela Nkosi ngabakwenzile kimi mangikusho…
KUTHUNGATHWA ABALISA ABANUKUBEZE ABAFUNDI BAKAMATIKULETSHENI ABAYISITHUPHA E-EASTERN CAPE
Zihlalele ovalweni izakhamuzi zasesigodini saseMqhekezweni esiFundeni i-OR Tambo e-Eastern Cape ngemuva kokubulawa kwenkosi kanye nokudlwengulwa kwabafundi abayisithupha beBanga le-12. Inkosi uNogcinile Mtirara idutshulwe yashona endaweni enkulu yaseMqhekezweni ebusuku. Amaphoyisa athungatha abasolwa ababili…