Izimvula ezinamandla zakamuva nezikhukhula KwaZulu-Natal (KZN) zibulale okungenani abantu abangu-20 zashiya abaningi dengwane. UMnyango Kazwelonke Wezokuhlaliswa Kwabantu usuhlela ukwakha ngendlela ehlukile nasezindaweni eziphephile ukuze kunqandwe izinhlekelele ezizayo. UNgqongqoshe uThembi Simelane uvakashele eKZN…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUCHITHWE IZICELO ZEZIPHAZA EZINGAPHEZU KUKA 15 000 EGAUTENG
Abanikazi bezitolo zespaza bazonikezwa izimvume zesikhashana besalindele ukuphothulwa kwesimemezelo sokuthi kuzokwenzekani emalokishini. UNgqongqoshe wezeziMali nokuThuthukiswa koMnotho eGauteng, uLebogang Maile, udalule lokhu ngesikhathi ekhuluma ngeSonto ngokubhaliswa kwezitolo zespaza. UMaile ukuqinisekisile ukuthi zingaphezu kuka-4,000…
KUSABOSHWE OYEDWA ESIGAMEKWENI SASENDAWENI YOBUMNANDI EYAPHOQA ABANTU UKUTHI BENZE UCANSI NGAMABHODLELA
Amaphoyisa athi kuboshwe umuntu oyedwa mayelana nokuhlukunyezwa kwabathengi endaweni yobumnandi iZanzou ePitoli. Umsolwa uboshwe eYeoville ngoLwesine ebusuku kulandela i-video yalaba balisa abaneminyaka eko-20 ubudala behlukunyezwa ngokocansi nasemzimbeni. Lezi zithombe zisabalale ku-inthanethi kuleli…
IGAUTENG LIQUOR BOARD ISIMISE ILAYISENSE YOKUSEBENZA YENDAWO YOBUMNANDI ESEMATHENI KULEZI ZINSUKU
I-Gauteng Liquor Board (GLB) isimise ilayisensi yotshwala ye-Zanzou nightclub. Indawo yobumnandi yasePitoli ibhekwe ngabomvu ngemuva kokusabalala kwama-video akhombisa amadoda eshaywa kule kilabhu asabalale ezinkundleni zokuxhumana. Ibhodi linqume ukuyimisa ilayisensi yotshwala yekilabhu kuze…
KUTHUNGATHWA ABOKUFIKA(8) ABASOLAKALA UKUTHI BAYABANDAKANYEKA EZIGAMEKWENI ZASE-ZANZOU LOUNGE
Amaphoyisa aphume umkhankaso wokuthungatha okungenani abantu bangaphandle abayisishiyagalombili okusolwa ukuthi bayathinteka esigamekweni sokushaya ekilabhini yasePitoli okusabalale abaningi ezinkundleni zokuxhumana ubusuku bonke. Ngokusho kwamaphoyisa uphiko oluphenya amacala athinta ucansi, ukuvikelwa kwezingane, ukuvikelwa kwezingane…
UTHOLAKALE NENYUMFOMU YAMAPHOYISA OSOLWA NGOKUBULALA OWESIFAZANE E-EASTERN CAPE
Umlisa wase-Eastern Cape uzovela enkantolo ngoMsombuluko ngecala lokubulala owesifazane osemncane namanye amacala abucayi. Lo wesifazane, 31, ubulawe ngoLwesihlanu endaweni yaseMalizole, eHombe. Amaphoyisa abophe umsolwa oneminyaka engu-30 ubudala wasesigodini saseLudiwana ngoMgqibelo ngemuva kokulunywa…
KUVULWE UPHENYO NGOKUTHOLAKALA KWEZIDUMBU ZEZITHANDANI EBEZIDUKILE ESOWETO
Amaphoyisa avule uphenyo ngemuva kokutholakala kwezidumbu zowesilisa nowesifazane emotweni ebivaleleke emfuleni eSoweto ngoLwesithathu. “Laba bobabili bagcine ukubonakala bendawonye ngoFebhuwari 2 kanti kwakubikwe ukuthi balahlekile. Okwamanje akucaci ukuthi le moto ifike kanjani emfuleni,”…
SEKUPHELE IZINYANGA EZINTATHU INGATHOLAKALI INGANYANA(2) EYANYAMALALA KWABOSHWA UNINA
Namuhla kuqeda izinsuku ezingu-92 kwaduka uKutlwano Shalaba oneminyaka emibili waseBoipatong, eVaal. NgoLwesithathu, ngesikhathi unina uKeneiwe Shalaba ebuyela eNkantolo yeMantshi yaseVanderbijlpark ngosuku lwesithathu ezofaka isicelo sebheyili, umphenyi wecala, uSgt George Motloung, udalule ukuthi…
IYENYUKA IMALI EKHOKHWA KUMA-TOLL GATE KULELI
I-South African National Roads Agency’s (SANRAL) amanani entela azonyuka ngenyanga ezayo. Le nkampani imemezele ukuthi izonyuka ngo-4.8% kuzo zonke izindawo zayo. Ukulungiswa kwafakwa kugazethi ngesonto eledlule. Abashayeli abashayela izimoto ezincane njengezimoto, amakhumbi…
UKWANDA NGESIVININI KWABANTU ELOKISHINI LASENANDA KWENZA UMSEBENZI WAMAPHOYISA UBE NZIMA – MKHWANAZI
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal avumile ukuthi ukwanda ngesivinini kwesibalo sabantu baseNanda kwenza umsebenzi wamaphoyisa ube yinselelo. NgoLwesibili, uhulumeni wesifundazwe kanye nabaphathi bamaphoyisa bahlangane nomphakathi wase-Amaoti mayelana nokukhathazeka kwawo. Izakhamuzi zikhala ngokuthi ezinye iziteshi zamaphoyisa…
UZOVELA ENKANTOLO NAMUHLA UMLISA(37) OSOLWA NGOKUDLWENGULA UGOGO(60)
Umlisa oneminyaka engu-37 ubudala waseBushbuckridge kulindeleke avele enkantolo yeMantshi yaseBushbuckridge ngoMsombuluko ngezinsolo zokudlwengula ugogo oneminyaka engu-60 ubudala. Ngokusho kwamaphoyisa isigameko senzeke eHlamalani ngaseBushbuckridge, eMpumalanga ngoMgqibelo ngezithuba zabo-5 ntambama. Okhulumela amaphoyisa, uLt Colonel…
ISIBHEDLELA IPRINCE MSHIYENI EZINSOLWENI ZOKUHLUKUMEZA AMALUNGELO ABANTU
INHLANGANO yabasebenzi bakaHulumeni, iPublic Servant’s Association (PSA) isinxuse iSouth African Human Rights Commission ukuba ingenelele kwisimo isibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial, KwaZulu-Natal ebhekene naso. UMnyango wezeMpilo esifundazweni usolwa ngokuhlukumeza amalungelo abantu. Lokhu kwenzeka…