Inhlangano ezimele yokunakekelwa kwezempilo ezinze eLimpopo, iFixing each other’s Crown, ifuna kube nemizamo eyengeziwe yokucacisa ngomdlavuza, ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya. Umsunguli wale nhlangano, uTsakani Mpofu, uthi abanye abanomdlavuza bayacwaswa futhi isifo sabo sithathwa…
Category: Izindaba Zomphakathi
ZISINDE NGOKULAMBISA IZIBOSHWA(6) ZIGINQIKA NEVENI EMPANGENI
Iveni yamaphoyisa ethwele iziboshwa ezisalinde ukuqulwa kwamacala ibandakanyeke engozini eMpangeni. Leveni kuthiwa ibithwele iziboshwa eziyisithupha ezilinde ukuqulwa kwamacala. Lengozi kuthiwa yenzeke ekuseni izolo(Ngolwesibili) Iphephandaba iZululand Observer ibike ukuthi ngesikhathi leveni yamaphoyisa ihamba…
KUBOSHWE OWOKUDABUKA E-BANGLADESH EBANJWA NENQWABA YEMPAHLA YOKWEBIWA
Indoda eneminyaka engu-41 ubudala yaseBangladesh iboshwe ngoMsombuluko, zingama-28 kuMfumfu wezi-2024, yithimba loKlebe eliphenya ngobugebengu obuhleliwe eSecunda. Lona ngumsolwa wesibili ecaleni elithinta impahla okusolakala ukuthi yebiwe. Ukuboshwa kwakhe kwenzeke ngemuva kophenyo oluqhubekayo olummumatanisa…
I-SANTACO ITHI AYIZANGE IGUNYAZE IMIBHIKISHO YAMATEKISI ETHEKWINI
Umkhandlu wamatekisi iSantaco uthi awuzange ugunyaze umbhikisho oholele ekutheni kuvalwe imigwaqo eminingi eThekwini eGreyville ngoLwesibili. Imizila engena neseduze kwaseDurban Station ithintekile ngesikhathi ibhasi kanye namatekisi amaningi evala imizila. Imigwaqo ibihlanganisa uMngeni no-Old…
BABOSHWE EMNAMBITHI ABASOLWA NGOKUDUBULA BABULALE ABAHLANU EMTSHEZI
AMAPHOYISA aKwaZulu-Natal abophe abasolwa abathinteka ecaleni lokubulala abantu abahlanu e-EMtshezi. NgeSonto, oshayasibhamu abayisithupha abebezifihle ubuso bavulele ngenhlamvu emzini oseNyezane. Umsolwa, oboshwe ngeSonto, uvele enkantolo yendawo ngoLwesibili. Okhulumela amaphoyisa esifundazweni uRobert Netshiunda uthe…
KUKHULEKELWA UKUTHI KUHAMBE KAHLE UKUHLIZWA KOKHUKHUNYALELWA YISIKHWAMA SAMADODA
UNtando Mhlongo waseNanda eThekwini ophethwe yisifo esingajwayelekile sokukhukhunyalelwa yisisende. ufike esibhedlela esizimele sasemnambithi iLarvena izolo kanti ukuhlinzwa kwakhe kuqale ligamenxe ihora lesishagalolunye. Ithuleleni TV kaMduduzi Mkwanazi yiyona eveze loludaba lapho uNtando ebecela…
KUSOLWA INGCINDEZI YOKULAHLEKELWA NGUMSEBENZI KOZIKHUNGILE OSINDISWENI – KZN
Owesilisa oneminyaka engu26 utholakale ezikhungile ekhaya Osindisweni namhlanje. AbeReaction Unit South Africa (RUSA) bafike endaweni yesigameko eyaziwa ngokuthi kuse-Ethumbela bafica owesilisa ezikhungile eseshonile. Ngokusho komakhelwane lona wesilisa ubesebenza eplazini naxoshwe kulo ngenyanga…
KUNGAHLE KULAHLEKE IMISEBENZI ENGAPHEZU KUKA 100 000 EZIMAYINI ZAKULELI
Ukushintshela kweNingizimu Afrika kumandla avuselelekayo kuzoyiqeda imboni yamalahle, kube nomthelela kubasebenzi abangaphezu kwezi-100 000 ezimayini, eziphehla ugesi kanye nezimboni ezihambisana nazo. Njengoba igxile kakhulu eMpumalanga, izimayini zamalahle ezingama-65 kwezingama-78 zaseNingizimu Afrika zikhiqiza…
UGWETSHIWE OWATHOLAKALA NEZIDAKAMIZWA EZINGABIZA R26 000 ENYUKHASELA
NgoLwesihlanu zingama-25 kuMfumfu wezi-2024, iNkantolo yeMantshi yaseMadadeni yagweba uSandile Philemon Luthuli (41) ngokudayisa izidakamizwa. Ngomhla zingama-25 kuMfumfu wezi-2024, amalungu oKlebe aphuma eNewcastle Serious Organised Crime Investigation athola ulwazi mayelana nomuntu owayephethe isibhamu…
USIZI KUDUTSHULWA KUBULAWA UMFANYANA ONEMINYAKA EMINE
UJerimiah Xolo oneminyaka emine udutshulwe wabulawa umsolwa ongaziwa eZwelisha Ethekwini – Kwazulu Natal. Lesi sigameko kuthiwa senzeke ngezithuba zehora lesishiyagalolunye ebusuku izolo Amaphoyisa aphuthume endaweni yesigameko kwathi uma efika athola umfanyana enenxeba…
KUMINZE KWASHONA ABANTU ABABILI NGEMPELASONTO E-KZN
Kugwilize abantu ababili ezigamekweni ezehlukene eKZN. Odokotela bathi owesilisa uminze eBallito Beach, enyakatho yeTheku. Okhulumela i-IPSS Search and Rescue, uSamantha Meyrick, uthi abantu abebesebhishi ngaleso sikhathi bakwazile ukumkhipha lo ominzile kodwa ubeseshonile….
KUBOSHWE ABABILI NGOKUBULAWA KUKATHISHA WASEPHIKISWAYO PRIMARY SCHOOL PHAMBI KWABANTWANA
Abaseshi bophiko lweProvincial Serious and Violent Crimes babophe abasolwa ababili ngecala lokubulala uthisha (46) wasePhikiswayo Primary School, eNtuzuma. Uthisha wadutshulwa kabuhlungu emagcekeni esikole ekuseni zingama-29 kuJulayi 2024. Imibiko ithi owesilisa wangene esikoleni,…