IQEMBU leNkatha Freedom Party (IFP) KwaZulu-Natal selikhombise ukungayigqizi qakala eyeqembu elisha elaziwa ngoMkhonto weSizwe elesekwa yilowo owayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma. Esithangamini nabezindaba ngoLwesithathu, uSihlalo we-IFP eKZN, uMnuz Thami Ntuli, uthi uzuma…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUYAQHUBEKA UKUTHUNGATHWA KWABAMUKE NEZIKHUKHULA EMNAMBITHI
Namuhla ngusuku lwesithathu kwamuka abantu ngemuva kwemvula eyadala izikhukhula eMnambithi ngeSonto ebusuku. Abatshuzi kanye namaphoyisa bayaqhubeka nokuthungatha labo abangakatholakali. Okwamanje isibalo sabangakatholakali sibalelwa kwabalishumi nambili kanti bayisithupha asebeqinisekisiwe ukuthi bashonile. Okhulumela iIPSS…
IKHANSELA LAKUWARD 34 E-ALFRED DUMA LIKHISIMUZE ABASWELE NGOKUDLA
ikhansela laku Ward 34 ngaphansi kukaMaspala wase-Alfred Duma esifundeni sasoThukela KwaZulu Natali lelule isandla emindenini uyehlukehlukene engamile kahle eyakhele lendawo ngoKhismuzi. LeWard ekhava izindawo ezifana neLimehill, Tholeni, Stanford kanye naseSidakaneni yakhelwe kakhulu…
ISIDLULE NABAHLANU INGOZI ENYANTISAYO EMNAMBITHI
Sekshone abahlanu kwalimala ababili engozini enyantisayo emgwaqeni onguthela wayeka uN3 ngaseMnambithi. Esikhathini esingengakanani esedlule i-IPSS Medical Rescue ithole imibiko yokushayisana kwemoto kulendawo. Ngesikhathi befika abezimo eziphuthumayo bahlangabezane nesigameko esinyantisayo lapho izimoto ezimbili…
UVALO KUBONAKALA UMHLAMBI WEZINDLOVU UZICHANASELA NJE OPHONGOLO
I-Ezemvelo KZN Wildlife isiqinisekise ukweqa komhlambi wezindlovu esiqiwini iThala OPhongolo enyakatho neKZN izolo ebusuku. Ithi amalungiselelo okuzibuyisela ngaphakathi esiqiwini lezi zindlovu ayaqhubeka. lenhlangano nxuse imiphakathi ukuthi iyeke ukususa uthango eziqiwini– ngoba lokhu…
UZOPHUZA AMANZI AHLANZEKILE UMPHAKATHI WASE NQUTHU KULO KHISIMUSI
Umphakathi wakwa Nyezi eNkosini yakwaZondi eNquthu awukholwa namanje ukuthi emva kweninyaka usuzoba namanzi ahlanzekile. Imeya yomkhandlu uMzinyathi uPetros Ngubane uhambele eNquthu eyovula amanzi ku ward 11 ngaphansi kwesizwe sakwaZondi. Lomcimbi ubuhanjelwe iNkosi…
UMPHAKATHI UVUKE UMBHEJAZANE WABULALA OSOLWA NGOKUYENGA ABESIFAZANE EMNAMBITHI
Umphakathi wasema2000 eSt chads eMnambithi uvuke umbhejazane washaya wabulala umuntu obesolwa ngokuyenga abesifazane ngokubathembisa umsebenzi bese ewadlwengula. Lomlisa kuthiwa ubekhangisa aphinde afonele abantu ebazisa ngezikhala zemisebenzi nokuyilapho bethi uma behlangana athi abafune…
SIDLULE NOMPHEFUMULO ISIPHEPHO IZOLO EGLENCOE
Kudlule emhlabeni umfanyana oneminyaka engu 13 wase Glencoe emva kokushawa wumbani izolo ntambama. Lezi zindaba ziqinisekiswe namhlanje ekuseni amalungu eqembu lezokuphepha eGlencoe elisebenza ngokuzikhandla ukusiza labo abacekelwe phansi imizi nempahla yabo. UNathan…
SEKUBOSHWE IKHANSELA LE DA EBERGVILLE NGECALA LOKUFA KOMNDENI WALO
KUBOSHWE ikhansela le-DA KwaZulu-Natal kulandela ukushona kwamalungu omndeni walo ngesikhathi kusha umuzi ngo-Okthoba eBergville. Unkosikazi kaMichael Buthelezi nezingane ezintathu bashone ngemuva kokusha komuzi wabo. Esitatimendeni, i-DA ithi umholi wayo esifundazweni uFrancois Rodgers…
INHLANZI ISHELWE NGAMANZI IQOLA LITALAJWA NGAMAKHOSIKAZI EDOLOBHENI EBERGVILLE
Liphelelwe umhlaba iqola laseBergville eselibaqedile abantu besimame bakulendawo libawaka ngokuthi liyinyanga lizobasiza ngokubaxazululela izinkinga ababhekene nazo kanti lisenga ezimithiyo lifuna ukubaqola izimali zabo. Lona wesilisa kuthiwa ubewaka laba besimame ebathembisa ukuthi unemithi…
BAMASHELE EMAHHOVISI OTHUKELA BEKHALA NGAMANZI
Amalunga omphakathi ase Acaciavale anqume ukubamba imashi ebeyinokuthula aqonda ngqo ngaphandle kwamahhovisi omkhandlu uThukela, lomphakathi obuthukuthele uveva uFuna izimpendulo ngenkinga yamanzi osekuphele amaviki angaphumi ezimpopini. UManenja womkhandlu uThukela u Mnu Mpumelelo Mguni…
BATHE “ZAKA ZAKA” EDUZE KWENDLOVU KUWARD 11 ELANGALIBALELE.
UMphakathi waku ward11 eHlathikhulu ngaphansi kwamaspala iNkosi Langalibalele uphume ngobuningi bawo izolo ukuyovota okhethweni lokuchibiyela, lokhu kuza ngemuva kokuba uCllr Nosipho Hlongwane owayengaphansi kweqembu i-ANC esula esikhundleni ngenyanga kaMfumfu kulonyaka. Osukwini lwayizolo…