Isililo abantu basezingxenyeni ezithize endaweni yaseBhethany bechitha isikhathi eside bengenagesi. Abahlali base 5 kanye nase Chester bathi sekuphele amasonto amathathu bengenawo ugesi okwenza impilo ibenzima njengoba zonke izinto sezidinga ugesi nje. UKhansela…
Category: Izindaba Zomphakathi
BAXAKWE NGUTHISHA ODLONYA UTSHWALA ESIKOLENI SASEMNAMBITHI
Bawotha ubomvu abazali babantwana abafunda eNcinjane Secondary eMnambithi endaweni yasePieters. Labazali bakhala ngothisha ufundisa abantwana bakamatikuletsheni isifundo sezibalo kanye ne Natural Science ophuza utshwala nangezikhathi zokufundisa bathi izifundo azifundisayo zibubucayi zidinga uThisha…
INKINGA ENTSHA SHA YOKWEBIWA KWAMA-GAS CYLINDER KWAZULU NATALI
Inkampani yonogada ixwayisa izakhamizi zaseBallito naseStanger ukuthi ziqinise ezokuphepha ezindlini ngemuva kokwebiwa kwemibhoshongo yeGas. “Imibiko yakamuva ikhombisa umkhuba wobugebengu lapho amasela angosomathuba engena emagcekeni noma eqa uthango ukuyontshontsha izigujana zegesi, kungakhathaliseki ukuthi…
KUSHONE ISISEBENZI SENKONTILEKA SISEBENZA KUPHAPHALAZA IMOTO ENKABENI YEDOLOBHA EDANDI
Kushone umsenzi wenkontileka ngemuva kokushayiswa yimoto ephume emgwaqeni yamshayisa emva kokuthi umshayeli wayo ehluleke wancama ukuyilawula.Ingozi yenzeke ekhoneni likaBulwer noWilson street, eduze koMnyango wezaseKhaya edolobheni eDandi, ngeSonto ntambama.Umufi ubenabanye abasebenzi, bematasa belungisa…
UNGQONGQOSHE UFUNA UBULUNGISWA NGOKUBULAWA KOMFUNDI KAGRADE 12 EBULAWA YISOKA LAKHE
UNGQONGQOSHE wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNksz Nonhlanhla Khoza, uthi uphathwe kabi yizindaba zokuthi umfundi kaGrade 12 ushaywe wabulawa ngempelasonto futhi kusolwa isoka lakhe ngalesi senzo. UZanele Khathi (18) ofunda u-matric waKwaDumisa ngaphansi kukaMasipala…
UMLINGISI ODUMILE WASETHEKWINI ECALENI LOKUSHUSHUMBISA IZITHOMBE ZOCANSI ZEZINGANE
Umlingisi weshashalazi odumile waseThekwini uphakathi kwabasolwa ababoshiwe kumkhankaso ohlanganisa amaphoyisa noMnyango Wezokuphepha Kwasekhaya waseMelika ophenyweni lokushushumbiswa kwezithombe zocansi zabantwana. Lomlingisi ngeke adalulwe kuze kube uyavela enkantolo. KUBOSHWE abantu ababili e-KZN ngamacala okutholakala,…
KUDUTSHULWE KWABULAWA ILUNGA LE-DA ERENKE YASEMTSHEZI
I-DA oThukela iphatheke kabi ngokudutshulwa kwelungu layo uBongani Sibisi erenki yase-Estcourt ngoLwesithathu ebusuku. Bafuna amaphoyisa abambe ogile lomkhuba ngokushesha. Ilungu lePhalamende leDA, uMnuz Alf Lees, lithe ubugebengu buyinkinga enkulu ikakhulukazi kubantu abahlwempu….
ABE UDM KWAZULU NATAL BAKHALA NGE NKOHLAKALO KUMASIPALA WASENDUMENI
I-UDM esifundazweni sakwaZulu-Natal bathi kuyashaqisa lokhu okuyizinsolo zenkohlakalo ezenzeka kumasipala waseNdumeni. Lomaspala usolwa ngokuxhasa iqembu lenkatha ukukhankasela ukhetho.Namuhla ekuseni inhlangano yamatekisi kuleyandawo ivale imizila engenela emahhovisi aloyamkhandlu ifuna ngodli imali yayo engu…
UHLABISA UTHI UZIMISELE UKUXOLISA KU-NFP NGENDIZA YE-IFP ENDIZELE PHEZU KOMCIMBI WAYO NGEPHUTHA
Umholi weNkatha Freedom Party (IFP) uVelenkosini Hlabisa uthe inhlangano yakhe izimisele ukuxolisa ngokuphazamisa ukwethulwa komqulu wokhetho weNational Freedom Party (NFP) uma edingeka. UHlabisa uthe iqembu lakhe belikhankasa nje ngaphambi kokhetho. “Uma ngempela…
UKHIHLA ESIKANANDI ONGAKWAZI UKUTHOLA ISIBONELELO SIKAHULUMENI NGOBA KUVELA UKUTHI WASHONA
UNkk Nonhlanhla Makhathini (60) uthuke waphinde wadideka ngesikhathi ethola ukuthi eMnyangweni wezaseKhaya ubhalwe njengowashona kusukela ngoNdasa (March) 2022. Owesifazane wase-Edendale ubhekene nengwadla yokwamukela isibonelelo sikahulumeni sokuguga ngemuva kokuthola ukuthi usebhaliswe njengomuntu oshonile…
AKHALA NGOMKLOMELO KA R750 000 OZONIKWA ABAZONQOBA I MANGOSUTHU ULTRA MARATHON AMAQEMBU APHIKISAYO EMZINYATHI
Awayizwa kahle amaqembu aphikisayo ngaphansi kwesifunda uMzinyathi eyomklomelo ka R750.000 ozonikwa abazonqoba umngijimo weMangosuthu Ultra Marathon walonyaka. Izinhlangano ezifana neSouth African National Civic Organization (SANCO), kanye neAfrican National Congress, (ANC) eMzinyathi bathi…
BAVUKE UMBHEJAZANE EMHLANGANWENI WABAZALI OTHISA BASE SIZAKAHLE EROSBOOM
Ugcine umiswa umhlangano wabazali obuseskoleni iSizakahle Secondary School eRoosboom. Lomhlangano ubizwe isigubhukane ikomidi elangamele isikole nothisha omkhulu wale sikole. Uthishomkhulu kanye nekomidi elangamele isikole belizotshela abazali ukuthi othisha balesikole bayavilapha abafuni ukufundisa…