Umphakathi wase Evaton ukhathazekile ngokushona kwabantwana abathathu bomndeni owodwa okusolakala ukuthi badle ubuthi obuthize besesikoleni i-Evaton Primary School. Okhulumela isigungu sesikole uthi abatwana uthi abantwana bafike sebevele sebenezimpawu zokugula. Othisha kanye nabantwana…
Category: Izindaba Zomphakathi
UTSHWALA BUGCWALE UMGWAQO KUSHAYISANA ILOLI NE-AMBULENSI
Kuphazamiseke ukuhamba kwezimonto ngenxa yengozi ebandakanya iloli elithwala utshwala ne-Ambulensi kuN11 ejikeni laase-Elandslaagte eMnambithi, abantu bagijime bayotapa utshwala obebuthe chithi saka emgwaqeni. Amaphoyisa afikile ukuyolawula isimo kanti akekho okubikwa ukuthi ulimele kulengozi.
IVALWE THANQA IMBONI YAKWA-COCA COLA KUQUBUKA UMLILO
Izolo ebusuku kuqubuke umlilo efemini yakwaCoca-Cola, eGauteng, okudale ukuthi izimoto eziningi zithungeleke ngomlilo. Amaqembu e-Fidelity SecureFire afika ngokushesha futhi asebenza kanzima ukunqanda umlilo ukuthi ungabhebhetheki. Ngesikhathi ithimba lifika endaweni yesigameko, lifice izimoto…
BASHAYE BACHITHA NESIZUMBULU SEMALI ABALISA ABABAMBE IMOTO YEMALI NGASENDWEDWE
Abekho abantu abalimele ababikiwe ngemuva kokuthi abasolwa abebehlome beyizingovolo bebambe inkunzi imoto yemali eCottonlands eNdwedwe – KZN. I-Reaction Unit South Africa (RUSA) ithole izingcingo eziningi ezivela kubahlali ababika ukuqhuma kwesibhamu okukhulu maduzane…
KULIMALE ABATHATHU ENGOZNI EBANDAKANYA IPOLO
Abasebenzi bakwa-EMS baseMidlands bathunyelwe ku-R617 phakathi kweMerrivale neMpophomeni kulandela ukushayisana kwezimoto ezintatha zanamuhla. Ngesikhathi befika kutholwe ukuthi izimoto ezimbili zishayisene kwalimala kabi abantu abathathu, okuhlanganisa ingane eneminyaka engu-7 ubudala kanye nengane eneminyaka…
SEKUSUNGULWE UPHENYO NGOKUDUTSHULWA KWAMAPHOYISA ESESITESHINI SAWO ERICHMND
Sekuqalwe uphenyo ngesigameko sokudubula esiteshini samaphoyisa eKZN. Kubikwa ukuthi owesilisa ungene esiteshini samaphoyisa eRichmond ngempelasonto ethi udinga usizo. Amaphoyisa athi lomlisa wephuce elinye lamaphoyisa isibhamu somsebenzi lingazelele kwasuka isidumo kwadutshulwa iphoyisa lesifazane….
BACELA UMPHAKATHI UBAMBISANE ABASIFAZANE BETEAM SUGAR KULIWE NOBUGEBENGU ENEWCASTLE.
Azohlela ukhukhulelangoqo we mashi amalunga abasifazane be Team Sugar South Africa ukulwisane nobugebengu e Newcastle. Laba besifazane bebenomgubho wenyanga yebasifazane eMadadeni lapha abasifazane abaningi bekhale khona ngobugebengu oludla lubi eNewcastle ikakhulukazi khona…
IGCINE ISITHEMBISO EYASENZA E-ZCC I-NFP EMTSHEZI
Umholi weqembu i-National Freedom Party (NFP) uMnuz Irvin Barnes kanjalo nobuholi baleqembu kuzwe lonke uvakashele ibandla le-Zulu Congregational Church eMtshezi kwaBhekuzulu. UBarnes ubeyogcina isithembiso asenza kulelibandla ngaphambi kokhetho lukazwe lonke lapho abathembisa…
ISHE YANGQONGA INDAWO YOKUNCEBELEKA EZINTABENI ZOKHAHLAMBA
Isiphenduke umlotha iBushman’s Nek Berg and Trout Resort ngase-Underberg KwaZulu-Natal ngenxa yomlilo wequbula oqale entabeni yoKhahlamba ngoLwesine ebusuku. Lokhu kuvezwe ngusihlalo weFirst Group, uStuart Lamont kuFacebook. ULamont uthi indawo yokungcebeleka inomshwalense owanele…
KUSHISWE AMALOLI AMAHLANU EMTUBATUBA BEKHALA NGOKUNQAMUKA KUKAGESI
Amaphoyisa aphenya amacala okucekela phansi impahla kanye nodlame emphakathini ngemuva kokushiswa kwamaloli amahlanu ngaseMtubatuba enyakatho neKZN. Kubikwa ukuthi abantu bakule ndawo, abakhungathekile ngenxa yokunqamuka kukagesi, batheleke emigwaqeni yaseMfekaye ngoLwesine ebusuku. Okhulumela amaphoyisa…
KUSHISWE UMUZI OBEKUQASHE KHONA OSOLWA NGOKUBULALA INGANE.
Kushe kwangqongqa umuzi obekuhlala kuwo uLindo Mhlongo obhekene necala lokuthumba, ukudlwengula kanye nokubulala ngokuklinya uZanokuhle Khumalo(7) endaweni yaseDumisani Makhaye Village eMhlathuze eMpangeni. Umsolwa kuthiwa wabulala lengane maqede wayifaka ngaphansi kombhede wabe esefona…
IBONGE UKUBAMBISANA IMEYA KAMASPALA WASOKHAHLAMBA BETHOLA UMBIKO WEZIMALI ONGENAGCOBHO
Usuphinde wahlonishwa ngumcwaningi mabhuku okwe shumi iminyaka ilandelana umaspala waso Khahlamba ngokuthola umbiko ongenagcobho ngokwezezimali Umenenja kamaspala waso Khahlamba uMnuz Nkosingiphile Malinga uthi umaspala wasoKhahlamba uthi bazizwe bejabule kakhulu ngoba kukhombisa ukuwuhlonipha…