UMnyango wezeMpilo eGauteng uqinisekise ukushona kwesiguli sesifazane, 35, ngemuva kokuqubuka komlilo esibhedlela iDr George Mukhari Academic Hospital enyakatho nePitoli. Lesi sigameko senzeke ngoMsombuluko ebusuku ophikweni lwezengqondo zabesifazane kulesi sibhedlela, ngokusho kukaMotalatale Modiba…
Category: Izindaba Zomphakathi
UMNYANGO UMISE UKUSEBENZA KOMTHOLAMPILO EMVA KOKUTHUNJWA KWESISEBENZI
UMnyango Wezempilo e-KZN uthi isisebenzi esithunjwe emtholampilo ongumahamba nendlwana uthola ukwelulekwa. Lesi sisebenzi sihlaselwe enxanxatheleni yezitolo eMlazi, eningizimu yeTheku, ngeledlule. Umsebenzi kuthiwa uphoqeleke ukuthi akhiphe imali ku-akhawunti yakhe. Lesi sigameko siholele ekutheni…
ILOKISHI ISOSHANGUVE LIHLASELWE YINKINGA YOMIYANE ENGAKAZE IBONAKALE KULEYA NDAWO
UMnyango Wezempilo uyaqhubeka nemizamo yokubhekana nokuhlasela komiyane eWinterveld naseSoshanguve. Ngonyaka odlule, umnyango waqala iphrojekthi kulandela izikhalo eziningi zabahlali mayelana nobukhulu benkinga. Ukuhlasela komiyane kuphazamise izinga lempilo yezakhamuzi ezihlala ezindaweni ezimbili ezithintekile. Isigaba…
UBONGA UMNIKELO WENYANGA YESHUMI OHAMBA NGESIHLALO
UNosiphiwe akawuvali umlomo ngemva kokuvakashelwa inyanga edumile abayibiza ngenyanga yeshumi imphathele izipho. UMbekezeli (nyanga yeshumi) Mazibuko uhambele ekhaya lika Nosiphiwe ngesonto eledlule ukuyonikela kwinhlangano yalentokazi eqwashisa iphinde ilekelele abaphila nokukhubazeka. UNosiphiwe ubonga…
KUMINZE OWESILISA EDOBA EDUNDEE
Umkhandlu wase Mzinyathi ukuqinisekisile ukuminza komuntu wesilisa kwisiphehlimanzi esise Dundee esingaphathi ko Thukela Water. Lomuntu kuthiwa uminze ngoMsombuluko ngenkathi edoba izinhlanzi kwisiphehlimanzi i Biggersberg Water Treatment Plant. Umkhandlu uMzinyathi kuphoqeleke ukuthi uchithe…
KUBANJWE IZIDAKAMIZWA EZINGABIZA U-R8 MILLION EMGUNGUNDLOVU
Izikhulu zoKlebe zithungatha abanikazi bezidakamizwa zezigidi zamarandi ezithathwe elolini eliya eFree State. NgoLwesithathu kushaqwe izitini ze-cocaine ezingu-20. Okhulumela oKlebe, uMnuz Simphiwe Mhlongo, uthe bancinzwe indlebe ngeloli ebelithutha ugandaganda ofutha amakhemikhali base beya…
ZIPHINDE “ZAKHALA” KUKHONGOLOSE OKHETHWENI LOKUCHIBIYELA
Ilahlekelwe ngamaningi eMkhandlwini waseMzumbe ngemuva kokhetho lokuchibiyela ngoLwesithathu. NgoFebhuwari, leli qembu lamisa amakhansela alo ayisikhombisa ngenxa yokuhambela umhlangano oyisipesheli womkhandlu wokukhetha imeya entsha. Abayisithupha kubo bamemezele ukuthi bazojoyina iqembu loMkhonto weSizwe. Ngemuva…
KUTHOLAKALE OWESILISA ECUYIWE ESANGWENI LOMUZI OTHILE EBERGVILLE
Usashaqekile umphakathi waseBergville endaweni yaseBhethany eChesta kutholakala owesilisa eshonile esesangweni lomunye umuzi ngesonto. Owesilisa wasendaweni olinganiselwa eminyakeni engamashumi amahlanu obaziwa ngo killer, abanye bathi uDube utholakale eshonile enamanxeba okudliwa yizinja. Kusolakala ukuthi…
UNTULI UTHI UZOLUBEKA EQHULWINI UDABA LOKULWA NOBUGEBENGU ESIFUNDAZWENI
UNdunankulu omusha wase-KZN uThami Ntuli uthi ukubhekana nobugebengu yikhona okuzoba seqhulwini ezinhlelweni zekhabhinethi yakhe. UNtuli ufungise ngoLwesibili eMgungundlovu waqoka isigungu samaqembu amaningi okuhlanganisa amalungu e-IFP, ANC, DA neNFP. Usethuthele ehhovisi lakhe ezokuPhepha…
KUBANJWE OMUNYE UDOKOTELA MBUMBULU ESIBHEDLELA SASEGOLI
I-HPCA ikhathazekile ngokwanda kodokotela abatholakala besebenza bengekho emthethweni. Izolo abezempilo eGoli babophise uwesifazane obezenza udokotela eThembisa Tertiary Hospital. Abezempilo namaphoyisa basaphenya ukuthi lona wezifazane ungene kanjani kulesibhedlela. Okhulumela abezempilo kulesiya sifundazwe uMotalatale…
KUBOSHWE OWOMDABU WASESHAYINA OKHIQIZA UTSHWALA OBUNGEKHO EMTHETHWENI
Amaphoyisa aseKapa abophe omunye ongowokudabuka eChina ngezinsolo zokudayisa utshwala bomkokotelo eStrand. Amaphoyisa athe alunywe indlebe esitolo esidayisa utshwala ku-Abbeglen Street ngoMsombuluko, lapho kushaqwe khona utshwala bomgunyathi obubiza u-R450 000. Owesilisa waseChina oneminyaka…
KUDUTSHULWE KWABULAWA ABESIFAZANE ABAYISITHUPHA EMNAMBITHI
Kudutshulwe kwabulawa abantu abayisithupha eMnambithi izolo ngoMsumbuluko ntambama. Ngokwemibiko, laba ababulewe bebevela emshadweni eZakheni belibhebhike endaweni yaseLimehill kohna emnambithi ngesikhathi kuqhamuka enye imoto ebinabantu abangaziwa. Labantu kubikwa ukuthi bavulele ngenhlamvu kulaba abebegcwele…