I-City Power yaseGoli ithi abantu abangu-15, okuhlanganisa nonogada abanenkontileka yophiko lukamasipala, baboshelwe ukweba amakhebuli emkhankasweni wamaphoyisa. ICity Power izwakalise ukudumala ngokuthi onogada ababhekele ingqalasizinda yalolu phiko bayathinteka ekwebiweni kwempahla kamasipala. “Kulaba abangu-15…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUYANDA UKUSETSHENZISWA KWEZIDAKAMIZWA KULELI – UCWANINGO
Ukusetshenziswa kabi kwezidakamizwa entsheni kuyinkinga enkulu kuleli edinmga ukunakwa. Ucwaningo lweSouth African Medical Journal luthole ukuthi cishe u-20% wabantu baseNingizimu Afrika basebenzisa izidakamizwa ezifana notshwala, amaphilisi ezinhlungu nensangu. UMkhandlu Kazwelonke WaseNingizimu Afrika…
BASHE BANGQONGQA ABESILISA ABABILI KUQUBUKA UMLILO EMJONDOLO
KUSHONE amadoda amabili ngesikhathi kuqubuka umlilo emIjondolo yaseNomzamo, eStrand, eWestern Cape. Okhulumela abezicishamlilo nokuhlenga edolobheni laseKapa uJermaine Carelse uthe isigameko senzeke ezintatha zanamuhla. Uthe abanye abantu abayisikhombisa basala dengwane. “I-City’s Fire &…
SESIVALIWE ESEMEYA YASEZULULAND EMVA KOKUSHIYA KUKANTULI
IMEYA entsha yaseZululand ithembise ukusebenzisana nabaholi kumasipala wonke ukugqugquzela ubumbano nokuthula. NgoLwesine kuqokwe uMnuz Michael Khumalo we-IFP evala isikhala sikaThulasizwe Buthelezi oqokwe njengoNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu. Kodwa kubikwa ukuthi i-NFP ishiywe…
SIVALWE NGOSHANGE ISIKHUNDLA SIKAMTHETHWA KUMASPALA I-ALFRED DUMA
UKhansela Cythia Shange ufungiswe nje njengelungu lesigungu samakhansela angaphansi kukaMaspala -Alfred Duma izolo ngomhla ka 27 July. uShange ungena esikhundleni somholi weqembu iNationals people’s Ambassodors uMnumzane Nathi Mthethwa. UMthethwa usanda kufungiswa njengelungu…
INYUNYANA IFUNA KUMISWE UKUFUNDA ESIKOLENI LAPHO ABANTWANA BEDLE USHEVU
Inyunyana yothisha iNational Teachers Union (NATU) isicele uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal ukuthi umise ukufunda esikoleni sezingane eziphila nokukhubazeka kwaHlabisa Kuze kwaphothulwa uphenyo ngesigameko okusolwa kuso ukuthi kunabantwana abadle ushevu. Inyunyana ithi iqulu labafundi…
UZIMISELE UKUFUNDA OKUNINGI OWASEMNAMBITHI OJOYINE U-SABC
UNondumiso Manyoni waseSteadville emnambithi osejoyine ithimba labezindaba kwaSABC ubonga ithuba elingandele bani alitholile kulomsakazeli womphakathi Lentokazi yenza iziqu zobuntatheli ekolishi iCreative Arts eseMgungundlovu njengoba yayivele izithandela ukungena kulomkhakha wezindaba. UNondumiso uthi uzimisele…
USHONELE EKHAYA OWASEMNAMBITHI OBENE M-POX
UMnyango wezeMpilo ukuqinisekisile ukuthi izwe seliqophe amanye amacala amathathu e-Mpox kanye nomunye oshonile, njengoba imizamo yokunqanda ukubhebhetheka kwalesi sifo esithathelwanayo isaqhubeka emiphakathini ethintekile. Lokhu kuletha isibalo sabantu asebeqinisekisiwe elabhorethri iMpox eNingizimu Afrika…
LIHLEHLELE ISONTO ELIZAYO ELEKHANSELA ELISOLWA NGOKWEBA IMFUYO.
UMnuz Dumisani Xaba (52) waKwaSithole eDundee, uzobuyela ngesonto elizayo eNkantolo yeMantshi yaseDannhauser, naboshwe nabo ababanjwe ngamaphoyisa belayishe emotweni izinkomo zokwebiwa okukholakala ukuthi bezintshontshwe epulazini lomlimi ngeSonto. Imoto kaXaba, ebihudula inqola ebinezinkomo ezine,…
AMAPHOYISA EMKHANKASWENI WOKUBOPHA ABABAMBE IMOTO YEMALI EMNAMBITHI
Amaphoyisa KwaZulu-Natal athungatha izigebengu ezithwala imali ezihlasele iveni lemali ngaseMnambithi ngoMsombuluko ebusuku. Igenge yaqhumisa iveni yemali phakathi kwaseZakheni naseKuvukeni. Iziphathimandla zithi abasolwa baphuce onogada ababili ngaphambi kokuzitapela imali. Okhulumela oKlebe esifundazweni uSimphiwe…
SEKUSHONE UMUNTU OYEDWA EMNAMBITHI NGENXA YESIFO SE-MPOX
Okhulumela ezempilo kuleli Foster Mohale usedalule ukuthi sekushone owesilisa oneminyaka engu 40 waseMnambithi ngenxa ye mpox. Uthi lona wesilisa watholakala enalesifo ngomsombuluko mhlaka 23June 2024. Mohale uthi abanye ababili okuqinisekisiwe ukuthi batholakale…
USIZI KUTHOLAKALA UMTWANA ESESHONILE ETHOYILETHI LOMGODI
UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi eKZN usunxuse umphakathi wasoLundi ngolwazi ukuze usize amaphoyisa ophenyweni lwawo ngokushona komfana oneminyaka emibili. ULisulenkosi Lamula kuthiwa uduke ngesikhathi kunomcimbi womndeni eMkhazane ngempelasonto. Kwaseshwa umphakathi kodwa kwangatholakala ukuthi ingane…