UMoises Armando Mate, 32, ongowokudabuka eMozambique, ugwetshwe izinyanga eziyisithupha ebhadla ejele futhi angase akhokhe inhlawulo ka-R6 000, eyalengiswa iminyaka emithathu ngaphansi kombandela wokuthi kule minyaka emithathu angatholakali enze icala elifanayo lokutholakala esiza…
Category: Izindaba Zomphakathi
SISHIYE KUKHALWA ISIPHEPHO ENKANDLA NGEMPELASONTO
NgoLwesihlanu, abeSA Weather Service bakhiphe isexwayiso sezinga eliphuzi lesibili mayelana nokuduma kwezulu okunamandla. UMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu e-KZN uthi miningi imizi ecekeleke phansi eManzamnyama eNkandla, bathi uMnyango kazwelonke ususukumele phezulu ukusiza abantu abathintekayo….
BANGAPHEZU KUKA 500 ABANTU ASEBEDLULE EZINGOZINI ZOMGWAQO E-KZN KUSUKELA KUQALE UDISEMBA
UNgqongqoshe wezokuThutha uNksz Barbara Creecy udalule ukuthi bangu-512 abantu asebelahlekelwe izimpilo zabo emigwaqeni yaseNingizimu Afrika kusukela kuqale uDisemba. Ekhuluma esithangamini nabezindaba eWestern Cape ngoLwesine, uCreecy uzwakalise ukukhathazeka ngokwanda kwezingozi nokufa kwabantu ngesikhathi…
UZOGUGELA EJELE UMAMA WEBHANTSHI OWASOCONGA IZIHLOBO EFUNA UMSHWALENSE
UNonhlanhla Mbhele naboshwenabo bagwetshiwe namhlanje ngamacala okwakha itulo lokubulala baphinde bebulale izihlobo zakhe ngenxa yemali yomshwalense. UNonhlanhla kubikwa ukuthi wabulala udadewabo, isoka likadadewabo kanye nengane yomngani wakhe ngonyaka ka2019 no2020. Namuhla inkantolo…
KUZOBUNGAZWA ABENZA UMEHLUKO ELOKISHINI LASEWEMBEZI EMTSHEZI
I-Wembezi Township Community Appreciation & Recognition Awards (WTCRA) ilungiselela umcimbi wayo waminyaka yonke wesibili olindelwe ngabomvu. Lo mcimbi wodumo uzobungaza amagalelo akhethekile abantu nezinhlangano ezizinikele ekufukuleni umphakathi waseWembezi. Lo mcimbi ohlelelwe ukuthi…
KUBOSHWE OWASE-NIGERIA NOWESIFAZANE WAKULELI BEBANJWA NEZIDAKAMIZWA EZINGABIZA U-R40 000
Amaphoyisa seziqinise ukulwa nokushushumbiswa kwezidakamizwa, nokuholele ekuboshweni kwabaningi emikhankasweni yakamuva eNingizimu Afrika yonkana. ELichtenburg, eNorth West, amaphoyisa abophe owesilisa oneminyaka engu-48 ubudala waseNigeria kanye nowesifazane waseNingizimu Afrika oneminyaka engu-33 ubudala ngamacala okutholakala…
KUTHUNJWE UMLISA OBESANDA KUTHOLA IMALI KA-RAF NOMKAKHE ETHEKWINI
Amaphoyisa aphenya ngokuthunjwa kwezithandani emzini wazo eTrenance Park, Phase 2 B, Ethekwini KwaZulu-Natal. Imibiko iveza ukuthi amadoda amane, abezenza amaphoyisa, afike lapho okuhlala khona izithandani enza sengathi abuza elinye ilungu lomndeni. Omunye…
UBANJWE WUMPHAKATHI WATITINYWA UMAMA OSHIYE INGANE WAYOPHUZA
Owesifazane oneminyaka engu-32 ubudala obephuzile ukhunyulwe washaywa wumphakathi ngemuva kokuba eshiye ingane yakhe enezinyanga ezimbili izelwe ingenamuntu ephuza utshwala nabangani. Amalungu eReaction Unit South Africa (RUSA) abizelwe esigabeni sesi-6 eWaterloo – KZN…
IMEYA YASEMSINGA ITHI IZINKINGA ZOMASPALA WASEMSINGA SEZIFANA NEZABANYE OMASPALA
Imeya yomaspala Umsinga uMhlonishwa uCCLR Dr JF Sikhakhane uthi uMaspala waseMsinga usuthuthuke kakhulu kuleminyaka embalwa edlule. UDr Sikhakhene usho kanje ekhuluma emsakazweni womphakathi Ikhwezi FM izolo. Lokhu kuza emva kokuba lomaspala ubungaza…
BACELA USIZO ABADAYISI BASERENKE EZAKHENI ABASHELWA YIZINDAWO ZOKUYISELA
Abadayisi abasesebenzela emikhukhwini eseRenke yaseZakheni bacela usizi Kumaspala wase-Alfred Duma nasoThukela ngemumva kokuba ngesonto eliphelile umlimlo washa ubuhanguhangu wacekela phansi imikhukhu yabo eyishumi. Labo somabhisinisi bathi ngokuzwa kwabo amalungu omphakathi ayejaha abantu…
ITHOLAKELE INTANTA E-POOL ISISHONILE INGANE EBIDUKILE
Umphakathi waseGlenwood udlulise amazwi enduduzo emndenini wengane encane, etholwe isishonile endaweni yokubhukuda, ngempelasonto. USyanqoba Msweli, 4, uduke kwasabalala imiyalezo ezinkundleni zokuxhumana ngokushesha kucelwa usizo lokuhlanganisa lo mfanyana nomndeni wakhe. Ugcine ukubonakala ngeSonto…
I-SANBS ITHI ISHODA NGEGAZI NGENXA YEMPELASONTO EBE NEZINGOZI EZININGI
I-South African National Blood Service (SANBS) KwaZulu-Natal inxusa abaxhasi ukuthi baqhubekele phambili njengoba izingozi zomgwaqo ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi zinyusa ingcindezi yokuhlinzeka ngegazi. Okhulumela i-SANBS uNeelashan Govender udalule ukuthi nakuba isifundazwe sisalokhu senza…