Amaphoyisa aseWinburg abophe owesilisa, 21, ngezinsolo zokubulala uyise oneminyaka engu-42 ubudala kulandela isigameko esibi esenzeke endaweni yokucima ukoma. Ingxabano yenzeke ngoLwesithathu, Januwari 1, 2025, ngabo-11:00 ekuseni, ngesikhathi ubaba nendodana bexabana endaweni yokucima…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUBOSHWE IZELAMANI NGOKUBULAWA KUKASOMABHIZINISI WASETHEKWINI
Kumanje izelamani ezimbili okukholakala ukuthi ziyimbangela yokubulawa kukasomabhizinisi waseThekwini.UShailen Singh, 32, udutshulwe wabulawa ngabasolwa abangaziwa eMhlanga ngeSonto. Amaphoyisa athi ubesemotweni yakhe endaweni yokupaka kuMeridian Drive, ngesikhathi edutshulwa. Ubekwe endlini yakhe yokugcina izolo,…
KUPHENYWA NGOMLILO OSHISE IMIJONDOLO ENGAPHEZU KAKA-40 ETHEKWINI
Sekuqalwe uphenyo mayelana nomlilo oshise imizi engaphezu kuka-40 emijondolo eThekwini.Bangaphezu kuka-80 abantu base-Foreman Road Informal Settlement eClare Estate abasale dengwane ngemuva komlilo oqubuke ngobusuku obandulela uNcibijane. Akekho olimele. UBilaal Jeewa weGift of…
AMAPHOYISA ASEMPUMALANGA ATHI AMAMPUNGE IMIBIKO YOKWEBIWA KWEZIDUMBU(23) KWENYE YAMAKHAZA AKULESI SIFUNDAZWE
Umbutho wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) eMpumalanga uwachithile kakhulu amahlebezi asabalale mayelana nezidumbu ezebiwe emakhazeni aseBarberton. Okhulumela amaphoyisa esifundazweni, uBrigadier Donald Mdhluli, ukucacisile ukuthi lezi zinsolo azinasisekelo. “Ihhovisi likaKhomishana wesifundazwe likubeka ngokusobala ukuthi…
UHULUMENI WAKWAZULU-NATAL UZOSIZA UKUNGCWABA ABESIFAZANE ABASHONE ENGOZINI YETEKISI ENKANDLA
Uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal usuphakamise ukuthi kube yomngcwabo ohlanganisiwe wabashonile abayisishiyagalombili engozini yetekisi eNkandla. Kushone abantu abayisishiyagalombili ngemuva kokuthi itekisi abebehamba ngayo ishayiswe enye itekisi endaweni yaseMandaba ngoMsombuluko ekuseni. UNgqongqoshe wezokuThutha eKZN, uMnuz…
IZIBALO ZIKA 2024 ZIKHOMBA UKUTHI AMA-2000 YIWONA ACWILE KAKHULU EZIKWELETINI KULELI
Ucwaningo olusha oluphuma kwa-TransUnion’s South Africa Industry Insights Report ka-2024 luveze ukwanda okukhulu kwezibalo zabantu abasha baseNingizimu Afrika abacwile ezikweletini, ikakhulukazi i-Generation Z. Ikota yesibili ka-2024 ikhule ngo-15.2%, okukhombisa ukuthembela kakhulu esikweletini…
KUKHONA NOMTWANA ONA-12 KOMAMA ABATHOLE ABANTWANA NGOMHLA KA-1 JANUARY
UMnyango wezeMpilo usuphinde wahlaba umkhosi ngezibalo zokukhulelwa kwentsha kuleli kulandela ukuzalwa kwezingane ezingaphezu kuka-650 ngosuku lukaNcibijane. Ngo-5 ntambama izolo, bangaphezu kuka-306 abafana namantombazane angu-323 bamukelwe ezibhedlela ezweni lonke. Esitatimendeni, uMnyango uthi intombazane…
KUSHONE NEPHOYISA ENGOZINI ENYANTISAYO EYENZEKE EMONDLO
I-KwaZulu Private Ambulance Service iphendule engozini eyenzeke ku-Emondlo Road ngase-Vryheid ekuseni. Ngesikhathi befika abezimo eziphuthumayo bathole ukuthi izimoto ezimbili okuhlanganisa nemoto yamaphoyisa zishayisane kanzima nokuholele ekutheni zombili lezi zimoto ziphume esandleni ziphaphalaze…
KUHLASELWE KWABULAWA USOMABHIZININISI ETHEKWINI
Amaphoyisa aphenya icala lokubulala ngemuva kokudutshulwa kukasomabhizinisi eMhlanga, enyakatho yeTheku. UShailen Singh, okukholakala ukuthi ungumnikazi weloli nonogada, kusolwa ukuthi uhlaselwe endaweni yokupaka kuMeridian Drive ngeSonto. Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uRobert Netshiunda, uthe umufi…
KUDLULE ABABILI ENGOZINI YETEKISI EYENZEKE KU-N2 NAMUHLA EKUSENI
Ngaphambi nje kuka-6 ekuseni namhlanje ekuseni, abezimo eziphuthumayo be-ALS baphendule engozini enyantisayo yetekisi yemoto eyodwa ku-N2 obheke eningizimu, ngaphambi nje kwe-Spaghetti Junction. Kuthunyelwe ama-ambulensi amaningi kanye nabezimo eziphuthumayo be-Advanced Life Support endaweni…
BASHAQEKILE BEZITHELA PHEZU KWESIDUMBU ABEBEVUNA UMANGO EWATERLOO
Bashaqekile abalisa abasebenza ensimini kamango ngesikhathi bezithela phezu kwesidumbu esishile kuMdloti Beach Road eWaterloo, KwaZulu-Natal. Ngezithuba zabo-11 ekuseni, iReaction Unit South Africa (RUSA) ithole ucingo oluvela kowayeyikhansela ecela usizo oluphuthumayo ngemuva kokutholakala…
UZOVELA NAMUHLA UMLISA ONTSHONTSHE I-AMBULANCE INESIGULI PHAKATHI
Umsolwa oneminyaka engu-24 ubudala kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yaseVentersdorp ngoMsombuluko ngezinsolo zokweba i-ambulensi nesiguli esibhedlela esiseNorth West. Ngokusho kokhulumela amaphoyisa uCol Adéle Myburgh, umsolwa uboshwe ezintatha zangoLwesihlanu eTshing Location, ngaphandle nje kwaseVentersdorp….