Kushone abantu abahlanu ezingozini ezehlukene eKZN naseMpumalanga. Engozini yokuqala ngoMsombuluko ekuseni, iveni yokuthutha neSUV kushayisane mahlanze emgwaqeni u-R40 ngaseHazyview. Abesilisa ababili nabesifazane ababili balahlekelwe izimpilo zabo. Iziphathimandla zaseMpumalanga ziphenya ngembangela yengozi, kodwa…
Category: Izindaba Zomphakathi
UDLULE NABANYE ABABILI UMLILO EKAPA
Kushone ababili kusha indlu eStrandfontein e Mitchell’sPlain eKapa namhlanje. Okhulumela abezicishamlilo uJermaine Carelse uthi baziswe ngodaba lwendlu esitezi eshayo ezintatha base bephuthuma khona bafica abantu abadala ababili okungumuntu wesilisa kanye nowesifazane bexhilwe…
BAKHATHAZEKILE NGOKWANDA KWEZIGAMEKO ZOKUQOLWA KWABAKHUBAZEKILE
I-SA National Council for the Blind isizwakalise ukukhathazeka okukhulu ngemibiko yokuqolwa kwabantu abakhubazekile e-Eastern Cape. Abantu abaphila nokukhubazeka eMthatha sebeyizisulu zakamuva zezinsolo zokuqolwa ukuze bathole ukuvikelwa esifundazweni. UMqondisi Omkhulu weNational Council for…
KUBOSHWE INTOMBAZANE(17) NGOKUQHUMISA ISIBHAMU EMATHUNENI
Uphiko olulwa nezigelekeqe eGauteng lubophe intombazane, 17, ngokuqhumisa isibhamu endaweni kamasipala ngempelasonto. Intombazane ihanjiswe ejele lezingane iWalter Sisulu kanti amaphoyisa asasithungatha isibhamu. Intombazane iboshwe kulandela i-video eyasabalala ezinkundleni zokuxhumana lapho ibonakale idubula…
AMAPHOYISA AZOBEKA EQHULWINI AMAQEMBU EZIGEBENGU ZEZINGANE AHLALISE LUBHOJOZI ABANTU BASOSIZWENI
Isikhulu samaphoyisa eKZN uNhlanhla Mkwanazi uthi amaphoyisa azimisele ukubhekana nezigebengu zezingane ezihlukumeza abantu base-Osizweni eNewcastle, enyakatho ye-KZN. Ekhuluma nabezindaba eThekwini ngoLwesihlanu, uMkhwanazi uthe bayaxoxisana noMnyango wezeMfundo nowezokuThuthukiswa koMphakathi esifundazweni. Uthi amanye ala…
KUSHONE OYEDWA ENGOZINI ENYANTISAYO NGASE-TUGELA TOLL PLAZA
Abezimi eziphuthumayo bathole imibiko yokuginqika kwemoto ku-N3 ngaseTugela Toll Plaza. Ngesikhathi befika, abezimo eziphuthumayo kutholakale ukuthi ushayeli wemoto encane wehluleke ukuyilawula maqede yaphenduka yashaya ingqimphotho izikhathi eziningana. Kuthiwa ngesikhathi lemoto iphenduka, abantu…
AMAPHOYISA AVUNDULULE ISIDLEKE SEZIDAKAMIZWA ELIMPOPO.
Amaphoyisa aseLimpopo avundule imboni ekhiqiza izidakamizwa ashaqa ezingabiza u2 billion wamarandi eplazini elise Groblesdal. Ngokwemibiko leliplazi beligcwele imishini yokuhlanganisa amakhemikhali amaningi okwenza izidakamizwa okubalwa kuwo i-Acetone kanye neCrystal Meth. Lokubanjwa kwalokukhiqizwa okungekho…
UMNDENI UFUNA UBULUNGISWA NGOKUBUYA KWENGANE ENGAKWAZI UKUKHULUMA ILIMELE ESIKOLENI
UNGQONGQOSHE wezokuThuthukiswa koMphakathi KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Shinga, usenxuse iHybrid Learning Academy eChatsworth ukuthi ithathelwe izinyathelo ezinqala kulandela izinsolo zokushaya intombazane eneminyaka emihlanu engakwazi ukukhuluma esikoleni. Ekhuluma nephephandaba iDaily News esemzini wakhe eMerebank,…
IKHANSELA LASEMHLUMAYO LIHAHAMBISELE IZIGULI ZASEMTHOLAMPILO WAKWAMTEYI IZIPHO EZEHLUKAHLUKENE
iIKhansela lasemhlumayo uBhekokwakhe Majola ufike nezisebenzi zenkampani yabangcwabi kungazelele muntu emtholampilo izolo ekuseni ehambisela iziguli izinto ezikhala kahle. Izaguga zase Mhlumayo ezihamba umtholampilo zithi uMajola kumele ayenze zonke izinsuku lento yokufika noncamnce…
ABANGCWABI BATHEMBISE UKUFEZA IPHUPHO LIKAMSWELI LOKWAKHA ITSHE LESIKHUMBUZO LOMNDENI OWABULAWA EMNAMBITHI
UMnuz Ayanda Msweli ongumethuli wezimo zomgwaqo emsakazweni uKhozi FM utshele izethameli emcimbini wokugcotshwa kukuMengameli omusha wenhlangano yabangcwabi i Funeral Director’s Association of South America (FUDASA) uMnuz Bonginkosi Mhlongo eMngungundlovu izolo ukuthi ukwakha…
INKAMPANI YASEMNAMBITHI INIKELE NGAMABHAYISIKILI KUBAFUNDI BASEMATIWANE
Abakholwa namanje abafundi base Inkosi Thembela high school kanjalo ne Magcengeza high school ngoxhaso lwamabhayisikili amathathu abaluthole kwi nkampani yase Mnambithi i Durban Ovarol ngosuku lukaMandela. Esinye sezisebenzi zalenkampani esingesokuzalwa eMatiwane uMnumzane…
ULUGUBHE EMNAMBITHI USUKU LOKUZALWA LUKAMANDELA UNGQONGQOSHE WEZEMFUNDO KWAZULU-NATAL
UNgqongqoshe wezemfundo kwaZulu-Natal uMnuz Sipho Hlomuka namuhla uvakashele izikole ezimbili zase Mnambithi ukubungaza usuku lokuzalwa kwaloyo owaba ngumengameli wokuqala wentanto yeningi u Dkt Nelson Mandela. UHlomuka ungube u 67 minutes wakhe ngokuvakashela…