SEKUQUBUKE ukungezwani phakathi kwamalungu eNdlunkulu kaZulu ngobuholi beSilo samaZulu uMisuzulu kaZwethini njengoba abaholi bamabutho namakhosi bezwakalisa ukungenami ngendlela iSilo esisingatha ngayo izindaba zesizwe. Phambilini, kuqubuke umbango wobuholi beSilo uMisuzulu ebukhosini bakwaZulu, lapho…
Category: Izindaba Zikazwelonke
UMOTSOALEDI UFUNA OMASPALA BASHAYE UMTHETHO ONQABELA ABOKUFIKA UKUTHI BAVULE IZIPHAZA
Emizameni yokuqinisekisa ukuthi abanikazi bezitodlwana ezaziwa ngeziPaza kuleli banamaphepha afanele, uNgqongqoshe wezaseKhaya uDkt Aaron Motsoaledi uthinte uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu (COGTA) ukuze wenze imithetho komasipala evimbela abantu abangenawo amaphepha ukuthi baqhube…
KUTHUNGATHWA UMDLWENGULI OYINGOZI OWEQE EJELE
UClatta Gumbo ongumdlwenguli ogwetshwe udilika jele ejele lase Tswane eBaviaanspoort weqe ngesikhathi behanjiswe kudokotela eMamelodi Hospital ngomsobuluko odlule. Lesi siboshwa esiboshelwe amacala okudlwengula, ukushaya kanye nokuthumba satholakala sinamacala ngonyaka ka 2018 sabe…
INHLANGANO I-SANCO IXOSHE UZUMA KWESIKASIHLALO E-KZN
ISouth African Civic Organisation (Sanco) KwaZulu-Natal isixoshe lowo owayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, njengoSihlalo wayo esifundazweni. Ukuxoshwa kukaZuma kumenyezelwe esithangamini sabezindaba ngoLwesihlanu eThekwini ngemuva kokuba isigungu esiphezulu seSanco esifundazweni (PEC) sihlangene ukudingida…
ZEHLILE IZIBALO ZABABULEWE KWAZULU NATAL PHAKATHI KUKA-OCTOBER NODECEMBER NYAKENYE
Bangu-7,710 sebebonke ababulawa eNingizimu Afrika phakathi komhla lu-1 kuMfumfu nomhla zingama-31 kuZibandlela wezi-2023. Lokhu kusho ukwanda ngabantu abangu-155 ababulawa ngesikhathi esifanayo ngonyaka odlule. UNgqongqoshe wamaPhoyisa uBheki Cele uveze lokhu ngoLwesihlanu, ngesikhathi ekhipha…
URAMAPHOSA UTHI IZINKINGA ZALELIZWE ZIDALWE UHULUMENI WOBANDLULULO
UMengameli uCyril Ramaphosa uthi ezinye izinkinga ezikhungethe iNingizimu Afrika zabangelwa ukuhlupheka nokungalingani okwadalwa yisikhathi sobandlululo. Nokho uthe uhulumeni wakhe uzamile ukubhekana nazo ngezinhlelo ezahlukene okubalwa kuzo izibonelelo zikahulumeni nezinye izinhlelo. URamaphosa ubephendula…
KUBOSHWE ILUNGU LE-EFF ELISOLWA NGOKUPHAZAMISA UNGIZWE ETHULA INKULUMO ETHEKWINI
Uhleka yedwa uNgizwe Mchunu, ngemuva kokuboshwa komkhulumeli we-EFF KwaZulu-Natal, uMazwi Blose, izolo. UBlose kuthiwa ubeyingxenye yamalungu nabalandeli be-EFF abahlasela uMchunu esithangamini nabezindaba ngenyanga edlule. Ukuboshwa kukaBlose kuza ngemuva kokuthi uMchunu evule icala…
BAMUKELWE NJENGA MAQHAWE ABADLALI BE BAFANA BAFANA
Bebephume ngobuningi babo abathandi Kanye nabalandeli bebhola lezinyawo bakuleli ukuyokwamukela iqembu lakuleli le Bafana bafana, njengoba lithelekile kuleli namuhla ekuseni libuya empini ebibanjelwe ezwenikazi lase Ivory Coast. Iqembu le sizwe okuyi bafana…
LIYAQHUBEKA ICALA LEBHUNGU ELISOLWA NGOKUBULALA ABAQWAYIZI ABAYISITHUPHA
Icala likaSifiso Mkhwanazi oneminyaka engu-21 kuphela okusolakala ukuthi wayeqhutshwa ukuziphindiselela nokudinwa ngokubulala abadayisa ngomzimba abayisithupha ngo-2022, liqhubeke ngoLwesibili eNkantolo eNkulu yaseGoli ehleli ePalm Ridge. Inkantolo ilalele mayelana nokuhwebelana ngocansi ngesikhathi ufakazi wesine…
LIHLEHLISELWE INYANGA EZAYO ELENKABI EYALALELA UNYENDLE ISIKHULU SAMATEKISI
UMbuso uyayiphikisa ibheyili ecaleni lomsolwa osolwa ngokubulala abantu abahlanu nokulimaza ababili esigamekweni sokudubula oThongathi, enyakatho yeTheku, ngonyaka odlule. Amaphoyisa athi uSphelele Gumede kusolakala ukuthi waalalela uyendle iqulu labantu ngoMashi nyakenye walidubula.. Okhulumela…
KUBOSHWE OWOKUFIKA KULELI OBEZENZA IPHOYISA
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe owesilisa (38) ongowokufika kuleli ngokuzenza iphoyisa phakathi kwamanye amacala. Amaphoyisa aseBerea avule amacala okuzenza iphoyisa, elokutholakala nezidakamizwa kanye nokukhwabanisa kowokufika otholwe ne-rock cocaine nomazisi wamaphoyisa omkokotelo kuVause Road eMusgrave…
IZONYUKA IMALI YAMA TOLLGATE NGENYANGA EZAYO
Inhlangano yezemigwaqo i- National Road Agency kuleli isanda kwethula ukunyuka kwenani layo ngo 6.25% nelishicilelwe kusomqulu ekuqaleni kwalenyanga okubona kale kwehlile uma kuqhathaniswa nonyaka owendlule eyayingu 6.85% . USANRAL uthi lezi zimali…