Ungqongqoshe wezamanzi nokuthuthwa kwendle uPemmy Majodina uthi sekunenqubekela phambili ekulweni nenkinga yamanzi ezindaweni ezahlukene eKZN. NgoLwesibili ekuseni, uMajodina wethule umbiko wakhe wezinsuku eziyi-100 ehhovisi. Ugxile ekusebenzeni komnyango. UMajodina uthe iBhodi Yamanzi yoMngeni-uThukela…
KUPHEPHUKE UPHAHLA LOMTHOLAMPILO WASENTABAMHLOPHE EMTSHEZI
UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal uthi ziningi izikhungo ezicekeleke phansi ngenxa yemvula enamandla esanda kudlula. Okhulumela uMnyango uNathi Olifant uthi imitholampilo nezibhedlela eziseMgungundlovu, uThukela kanye neziFunda zeTheku zithintekile. “Esifundeni sasoThukela, eMtholampilo waseNtabamhlophe, ngaphansi kweSibhedlela…
KUDINGEKE BAKHISHWE NGEZINDLAWU ABEBEBANDAKANYEKE ENGOZINI KU-N3 NAMUHLA EKUSENI
I-KwaZulu Private Ambulance Service isabela engozini embi eyenzeke ku-N3 ngaseMgungundlovu namhlanje ekuseni. Ngesikhathi befika endaweni yesigameko, abezimo eziphuthumayo bathole ukushayisana kweloli neveni. Kulimale abagibeli ababili abaphuthunyiswe esibhedlela. Ngosizo lwabosizo lokuqala, isiguli esisodwa…
INHLANGANO YAMABHUNU I-AFRI FORUM IZOMASHELA UMTHETHO OMUSHA WEZEMFUNDO I-BELA
Iqembu le-AfriForum lithi inqubomgomo yolimi kuMthethosivivinywa Wokuchibiyela Imithetho Yezemfundo Eyisisekelo (BELA Bill) ibeka engcupheni enkulu impilo yabantu abakhuluma isiBhunu. Leli qembu nezinye izinhlangano ezingu-40 namuhla zizomashela uMthethosivivinyo eFreedom Park ePitoli. Isikhulu se-AfriForum,…
“NOMA SIBUYE SINGEZWANI NE-DA KODWA KUMELE SISEBENZISANE” – ANC
I-ANC ne-DA bavumile ukuthi nakuba kunemibono ehlukene kodwa kumele bathole izinto abavumelana ngazo ukuze baqinisekise ukuthi ukuhlinzekwa kwezidingongqangi eKZN. Izigameko zakamuva kuMasipala waKwaDukuza kubikwa ukuthi zinyuse ukushuba kwesimo kuhulumeni wobumbano lwesifundazwe. I-ANC…
KUFE ABASOLWA ABANE BEBHEKENE NGENGANONO NAMAPHOYISA EMOOI RIVER
KUSHONE abasolwa abane ngesikhathi bedubulana namaphoyisa KwaZulu-Natal ngemuva kokujaha imoto ngesivinini esiphezulu. Abaphenyi bavimbe imoto yaleli qembu ku-N3 eMooi River ngoMsombuluko. “Amaphoyisa avimbe imoto yabasolwa ku-N3 Highway akhombisa ukuthi umshayeli akame, nokho…
KULINDELEKE UKUTHI AMAZINGA OKUSHISA AFINYELELE KU-39 DEGREES KWEZINYE IZINDAWO E-KZN NGESONTO
Amazinga okushisa okukhulu ahlasele iNingizimu Afrika, njengoba kulindeleke ukuthi kushise kusukela namuhla kuze kube uMsombuluko. ISouth African Weather Service inxusa izakhamizi ezifundazweni ezahlukene ukuthi zizilungiselele amazinga okushisa angapheli. Izindawo ezithile, njengengoMnambithi, Msinga…
I-ANC ISISHAYELE IHLOMBE ISINQUMO SENKANTOLO SOKUHOXISA AMACALA KA-KODWA
I-ANC iyaseseka isinqumo se-NPA sokuhoxisa amacala abebekwe owayenguNgqongqoshe wezeMidlalo uZizi Kodwa. Izolo i-NPA yaseGauteng ilihoxisile icala elibhekene noKodwa nasolwa naye owayeyisikhulu se-EOH uJHE-Jehan Mackay eNkantolo eNkulu yasePitoli. UKodwa wayethinteka ecaleni lenkohlakalo lika-1.6…
UBUFAKAZI ECALENI LIKASENZO BUVEZA UKUTHI OMUNYE WABASOLWA WAXHUMANA KWAZE KWAKABILI NOMCULI UKELLY KHUMALO
Umphenyi ophambili ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa useveze ukuthi omunye wabasolwa waxhumana noKelly Khumalo. Ebufakazini bakhe uBrigadier Bongani Gininda utshele inkantolo ukuthi ngokuhlaziya iselula bathole ukuthi ummangalelwa unombolo 5, uFisokuhle Ntuli, uke waxhumana…
KUTHOLAKALE IZIDAKAMIZWA NOTSHWALA EMOTWENI YOMDLALI WEBHOLA ODALE INGOZI ETHEMBISA
Ingozi yemoto eyenzeke eTembisa ebandakanya umdlali weSekhukhune United uShaun Mogaila ngoLwesithathu ekuseni iholele ekufeni kwentombazane eneminyaka eyisishiyagalolunye kwashiya umfana oneminyaka engu-13 elimele kanzima. Ngokusho kokhulumela amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni uThabiso Makgato, isigameko senzeke…
KUVULIWE UKUVOTELA EZONQAMULA UNYAKA OKHOZINI FM
UKhozi FM selusememezele ngokusemthethweni umkhankaso walo wokuvotela izingoma ezizoba izingoma ezihlukanisa unyaka. Lolu hlelo lwethulwe ngoLwesine ntambama ohlelweni iWoza Nabangani Bakho, oluphethwe nguKhathide Ngobe no-Selby Mkhize. Umphathi wesiteshi, uSbongi Ngcobo, kanye nomphathi…
UGWETHSWE UDILIKA JELE UMLISA(57) OWADLWENGULA INDODAKAZI YAKHE ANGAYIZALI ENEMINYAKA ENGU – 13
Inkantolo yesiFunda sasePolokwane igwebe owesilisa oneminyaka engu-57 ubudala udilikajele ngamacala okudlwengula indodakazi yakhe angayizali, oneminyaka engu-13, esigodini saseMagwai ngaphansi kwamaphoyisa aseMatlala. Icala liveze ukuthi ngoJulayi 20, 2016, le ntombazane yashiya ikhaya layo…