UTshatha Khathide Ngobe ongumsakazi emsakazweni omkhulukazi uKhozi Fm, ujabulise kwenkonyane libona unina emva kokuba evote okokuqala ngqa empilweni yakhe osukwini layizolo. UNgobe ubhale ekhasini lakhe laku Facebook ezwakalisa injabulo yokuvota kwakhe. UMakatazidudla…
ZIMKHALELE OGONYULUKE NGOKUBULALA INGANE ENYANGENI EBERGVILLE
Uzigwaze ngowakhe owesifazane odabuka eThekwini ngomsombuluko ufike esigodlweni senyanga efuna usizo kanti kuzojika amatafula. Iphephandaba lilunywe indlebe ngesinye isakhamuzi saseBergville ngodaba oluthinta owesifazane ogonyuluke enyangeni ngokubulala ingane yakhe engumfana. UMbekezeli Mazibuko uyinyanga…
USESIMENI ESIBUCAYI UMTWANA OLUNYWE YI-PITBULL EMTSHEZI
Ulwela impilo yakhe uLulonke Mbanjwa oneminyaka emihlanu wase Longhomes eWembezi olunywe yizinja zohlobo lwepitbull. Ilunga lomndeni lilandise iphephadaba ngaloludaba lathi, “uLulonke wayedlula ngakulomuzi ofuye lezinja ngolwesihlanu olwendlule nokwathi uma edlula kanti aziboshiwe…
LIGQASHUKILE IGODA PHAKATHI KUKA PITSO MOSIMANE NE-ABHA CLUB
Umqeqeshi wakuleli u Pitso John Mosimane (59) yena kanye neqembu lakhe lase Saudi Arabia okuyi ABHA CLUB Sekuwumlando ukuthi ubesebenza kulona ngemuva komuphumela wayizolo kusihlwa njengoba beshayiwe ngo 2-1 beshaywa yi AL…
INKATHA IFUNA KUPHENYWE NGESIGAMEKO SOKUZAMA UKUSOCONGA UNTULI
Usinde kukubi uSihlalo we-IFP KwaZulu-Natal ogaqele isikhundla sokuba uNdunankulu wesifundazwe ngemuva kokuba ehlaselwe amadoda abezifihle ubuso ehlome eyizingovolo ngaseMpangeni. Lesi sigameko kuthiwa senzeke emgwaqeni uJohn Ross Highway ngesikhathi uMnuz Thami Ntuli ebuya…
KUBOSHWE OWESIMAME ODUBULE WABULALA UMYENI WAKHE EMSOLA NGOKUQONYWA
Amaphoyisa aseLimpopo abophe owesifazane, 33, ngecala lokubulala ngemuva kwezinsolo zokudubula abulale umyeni wakhe ngesikhathi kunengxabano ngezinsolo zokuthi uyajola. Unkosikazi ubemsola ngokujola nowesifazane ohlala endaweni eyodwa nabo. Amaphoyisa athi lo wesifazane udubule owesilisa…
KUVALWE IZIKHUNGO EZINGAPHEZU KWEKHULU KULELI IZOLO NGENXA YODLAME
Ikhomishana ezimele yokhetho ngoMsombuluko ntambama ikuqinisekisile ukuthi zingaphezu kwekhulu iziteshi zokuvota ezivaliwe ngosuku lokuqala lokuvota okuyisipesheli. Ikhomishini ithe lokhu kudalwa kakhulu yisiteleka samatekisi eMthatha, e-Eastern Cape. UMsombuluko bekuwusuku lokuqala lokuvota okuyisipesheli, obekuhloswe…
SEKUBOSHWE ABANYE ABANYE ABABILI NGOKUBULAWA KWAMALUNGU E-MK EKATLEHONG
Amaphoyisa aseGauteng abophe abanye abasolwa ababili mayelana necala lokubulala amalungu amabili oMkhonto weSizwe eKatlehong eKurhuleni.Laba ababili badutshulwe babulawa ngeSonto ebusuku ngesikhathi kukholakala ukuthi bekunengxabano namalungu e-ANC. Okhulumela amaphoyisa aseGauteng uBrenda Muridili uthe…
AKHULEKELE UKHETHO OLUNOKUTHULA AMAKHOLWA EMATIWANE
UMkhandlu uThukela uholwa yinkosi uNB Shabalala kanjalo nomaspala waseAlfred Duma uZama Sibisi bahlanganyele namakholwa andaweni yase Matiwane namuhla babamba umkhuleko. Inhloso yalomkhuleko bekungukukhulekela ukhetho olunokuthula njengoba ngolwesithathu kuzoba nokhetho lukalwelonke. UMeya waseAlfred…
LIHLEHLILE ICALA LEPAKISTAN ELIGQEKEZA IZITOLO ZAMANYE AMAPAKISTAN EZAKHENI
Osomabhizini abangabanikazi bezitolo ezingamaSpaza Shop iningi labo elingabomdabu wase-Asia bamashele enkantolo yesifunda eZakheni lapho bekuvele khona abasolwa ngokugqekeza nokweba ezitolo zabo. Laba basolwa okubandakanya noyedwa ongowokudabuka khona e-Asia ezweni lasePakistan bebevele kulenkantolo…
SEKUTHOLAKALE ABABILI ABANESIFO SEMONKEY POX KWAZULU NATALI
Icala lesibili likaMpox seliqinisekisiwe kuleli, kulokhu eKZN. “Isiguli esisha ngowesilisa waseNingizimu Afrika oneminyaka engu-39 ubudala ongeniswe esibhedlela i-Addington ngaphandle komlando wokuvakashela amazwe nasezifundeni. Njengamanje sibhekene nokuqubuka kwalesi sifo,” kusho okhulumela uMnyango wezeMpilo…
KUQALE KAHLE UKUVOTA OKUKHETHEKILE EZIKHUNGWENI KWAZULU NATALI
Ukuvota okukhetheile kuqale kahle okhethweni lukazwelonke lwaseNingizimu Afrika ngoMsombuluko, njengoba labo okumele basebenze ngosuku lokuvota noma abanezidingo ezikhethekile banikezwe ithuba lokuvota. Babalelwa ku-1.6 million kwabavoti abangu-27.6 million abavunyelwe ukuthi basheshe bahambe, ngokusho…