Baswele amazwi okubonga abantu abadala baku ward 18 eMnambithi njengoba Cllr Msimanga namuhla Ebehlele umcimbi wokubonga abantu abadala. UMsimanga ubehambisana nabavela emnyangweni wezempilo kanye nabakwamaspala i-Alfred Duma. Lezi zihambeli zichithe eside isikhathi…
SEKUNTWELA EZANSI NGOLWA MANZI E BERGVILLE
Lijabulise okwengane ikhansela laku ward 9 kumaspala wasoKhahlamba lapho abasebenzi basoThukela befaka amapayipi azosondeza amanzi emphathini wakwa Israel. ukhansela Sanele Buthelezi uthi sekuzoba lula kakhulu kumphakathi wasendaweni yakwa Israel ukuthola emanzi eduzane…
INYUNYANA IFUNA INKOKHELO YOTHISHA BAMAZINGA APHANSI
Umnyango wezemfundo esfundazweni KwaZulu-Natal, uthi usezinhlelweni zokuhlangana nezinyunyana zothisa klelisonto, nokuyilapho bezonikezela khona inqubekela phambili,ngezinhlelo onazo ukuxazulula izinselelo ezibhekene nomkhakha wezemfundo esfundazweni,KwaZulu-Natal. Lokhu kuza nje amalungu enyunyana yothisa ISADTU kwizifunda ezahlukene amashele…
UPHIKA EYOKU “SITHWA” NGUDUMA KWEYOMHLABA UDUBE-NCUBE
Ugcine ephawulile uNdunankulu waKwaZulu-Natal ngesenzo sikasihlalo weqembu le-ANC KwaZulu Natal uMnumzane Siboniso Duma sokumephuca indebe yomhlaba yamaBhokobhoko ngesikhathi iivakashele kulesi sifundazwe ngeledlule njengengxenye yomjikelezo wombukiso wayo. Kulevideo esabalale ezinkundleni zokuxhumana, kubonakala umphathi…
LIKUBEKA ESITHOMBENI NGOKHAHLAMBA UPHAWU OLUSHA
Umkhandlu Ukhahlamba usendaweni yasemakhaya eBergville nethandwa ngabaningi kuleli kanye nabasemazweni angaphandle ngenxa yobuhle bezintaba zokhahlamba kanye nezindawo ezisezingeni eliphezulu zokungcebeleka. Kamuva nje umkhandlu ukhombise umphakathi uphawu lwawo olusha ezinkundleni zokuxhumana nalapho kugqame…
BASALE NABEBEKUGQOKILE KUSHA UMUZI EMBULWANE
Ayaziwa kuze kube I manje imbangela yomlilo ogqogqise umuzi wakwandukuya eShayamoya endaweni yase (Mbulwane) eMnambithi njengoba kumanje besashayisana ngamakhanda bengazi ukuthi bathatheni behlanganise nani, ngemva kwesehlo sayizolo kusihlwa. Kubikwa ukuthi umlilo uqale…
LIKHATHAZEKILE NGEZOKUPHEPHA EMZINI WALO IKHANSELA LASEBERGVILLE
Lithi alisazizwa liphephile ikhansela laku ward 3 eNgoba eBergville emvakokuba kule mpela sonto idlanzana labantu libeke amantshe endleleni engenela ekhaya lalo. Ukhansela Zamlandela Khumalo ongusomlomo kumaspala waso OKhahlamba uthi ngesabatha uthole ucingo…
IZOGCWALISA I MOSES MABHIDA INKATHA NGONYAKA OZAYO
Izinkulungwana zamalunga eqembu le Nkatha Freedom Party (IFP) esifundazweni sa kwaZulu-Natal zibungaze impilo yomsunguli weqembu le IFP obengu uNdunankuku kaZulu Dr. Mangosuthu Buthelezi, e Princess Magogo Stadiam kwaMashu. Lankonzo yesikhumbuzo ibuhanjelwe abaholi…
AKASEKHO EMHLABENI UMGADLI WAMAZULU FC
Alishoni ilanga lingenazindaba zalo. Izindaba ezibuhlungu zokudlula emhlabeni komgadli weqembu lakwaZulu Natal eligijima kuPSL Amazulu FC ziqinisekiswe yisitatimende esikhishwe yileliqembu ntambama namuhla. Ngokwesitatimende uNtuli uhlaselwe wuhlobo oluthile lomdlavuza olugcine lumthatha elaliswe esibhedlela…
UJUBE U-NGCUKAITOBI UMNDENI KWELOKUDUTSHULWA KWENKOSI
Siphume ngothi lwaso isizwe ukuyoba ingxeye yabazili enkonzweni yokutshalwa kweNkosi yesizwe samaNtungwa, iNkosi Sphamandla Khumalo noNdlunkulu uMaDlamini Khumalo, esigodlweni eQomintaba e-Utrecht namuhla. Inkosi Sphamandla khumalo udutshulwe wabulawa yena kanye nondlunkulu wakhe ngesonto…
INDIDA NGOKUXOSHWA KUKASOTSWEBHU WASE-ALFRED DUMA EQENJINI LE-ABC
Sekuqubuke indida mayelana nezincwadi eziphikisanayo ezivela ezinhlangothini ezimbili ezizibiza ngobuholi beqembi i-Abantu Batho Congress elaziwa kakhulu ngokuthi yi-ABC. Zombili lezi zincwadi zikhuluma ngobulungu bukaSotswebhu kuMaspala i-Alfred Duma Local Municipality uKhansela Sabelo Sithole….
UHLENGEZELE IZINYEMBEZI UZIMDOLA EPHIKA IZIBHAMU
Umsakazi woKhozi FM uZimiphi Zimdola Biyela ongumethuli wohlelo lwasemini kulomsakazo uthi uselala obenyoni ngenxa yokwesaba amaphoyisa. Kumfanekiso oqoshiwe, lomsakazi ubonakala ehlengezela izinyembezi echaza ukuthi akasalali nasebusuku ngenxa yomahlebezi athi uzoboshwa ngoba unezibhamu….