Usuhlale uvale amakhala umphakathi wasedolobheni eMnambithi endaweni yaseMkhamba ePhase 1. Lomphakathi uthi unenkinga ongasazi ukuthi ngempela kufanele uyibikele bani ngoba kubukeka engathi uMaspala UThukela Ukhohliwe yibo. Lezi zakhamizi zithi alipheli iviki kungaqhumanga…
LIVELE ENKANTOLO IKHANSELA LASE ALFRED DUMA NGECALA LOKUSHAYA
IKhansela lakuWard 7 kumaspala i-Alfred Duma uKhulekani Mdluli uvele kafushane phambi kwenkantolo kamantshi yaseZakheni ngecala lokushaya nokulimaza. Imibiko ithi umdluli washaya uMnumzane Mvelo Mkhonza ngenduku enebhawodi ngempelasonto edlule waze walaliswa esibhedlela. uMkhonza,…
UMENYEZELWE NJENGOZONGENELA ESOBUNDUNANKULU UMNCWANGO EKZN
UMnumzane uZwakele Mncwango umenyezelwe njengozomela iqembu i-Action SA esikhundleni sobuNdunankulu esifundazweni iKwaZulu-Natal okhethweni ngonyaka ozayo. Umholi waleliqembu uMnumzane Herman Mashaba wenze lesi simemezelo esithangamini sabezindaba izolo eThekwini. UMashaba uchaze uMncwango njengomuntu owuthandayo…
IROYAL TIGERS IBUKISE NGETSAMAN ACADEMY KWEYONOMGWENYA LEAGUE
. Iqembu le Royal Tigers libhaxabule kabuhlungu i Tsameni Academy ngo 6-1 emdlalweni obukade ubanjelwe ezinkundleni zezemidlalo e-AG MAGUBANE Stadium izolo. Ezika sekela Meya ziya kulomdlalo nje vele ziphethwe ukugula okufanayo nezika…
USIZWE NGABANYE ABAFUNDI EGWAZWA LISOKA
Umfundi wase CPUT ulwela impilo yakhe esibhedlela ngemuva kokugwazwa kabi yilowo olisoka lakhe nalo okubikwa ukuthi lingumfundi kwenye yamanyuvesi eKapa. Ngokwemibiko etholwe uThukela News ithi UNtembeko Myalo ungumkhwenyana wowesifazane.kuthiwa intombi yathole izindaba…
ASETHOLE INTUBA YOKUKHANKASA NGOKUBHALISELA UKHETHO AMAQEMBU.
Inhlangano eyangamele ukhetho kuleli I Independent Electoral Comission(IEC) usugunyaze impela sonto ezayo yangomhlaka 18-19 November njengoyokubhalisela ukhetho lukahumuneni kazwelonke kanye nolwezifundazwe. Amaqembu ahlukene ezepolitiki KwaZulu-Natal wona asebenzise lempela sonto ukufundisa amalunga awo…
SISHIYE KUKHALWA ISIPHEPHO EBERGVILLE
Njengoba silokhu siqhubeke njalo isimo sezulu ngokungabi sihle kuleli, ziyanda nezigameko ezingezinhle ezidalwa yilesi simo. Izolo ebusuku kuhlasele isiphepho esinamandla kwaphephuka ozindlu kanye nezikole endaweni yaseBergville. Iphephandaba lihambele indawo yase Potshini ku…
SILENGELE EWENI ISIKHWAMA SOXHASO LWABAFUNDI KULELI
Inyonyana yabafundi kuleli iSouth African Union of Students ithi ifuna ungqongqoshe wezemfundo ephakeme kuleli uMnu Blade Nzimande asukumele ngokushesha indaba ka NSFAS wabafundi uma kungenjalo ashenxe esikhundleni. Okhulumela lenyonyana uMnu Asive Dlajwa…
LIZIBEKELE INDAWO KWEYE NEDBANK CUP IQEMBU LASE BHAFADI
Abakholwa namanje abadlali be qembu I Junior 11 yasendaweni yaseBhafadi enqobe emdlalweni wokuzibekela indawo yamaqembu angu 32 azoqhudelana kowe Nedbank Cup izolo. I Junior 11 iguqise iqembu lase Mgungundlovu uMkhambathi FC ngama…
IZODINGISA ABOKUFIKA NEZITOLO ZABO INKOSI YASENQUTHU
Inkosi yesizwe sakwaNgobese eNquthu isikhiphe umyalelo ezinduneni zesizwe ukuba zixoshe bonke abokufika abangenazimvume zokuba kuleli lika mthaniya. Inkosi uThathezakhe Ngobese wakwaKhiphinkunzi eNquthu uthi ube nomhlangano nezinduna zesizwe sakhe lapho bethathe isiqumo sokuthi…
BASHAYA AMAKHALA NGOKUVUKA KWAMACALA AMADALA KAZIMDOLLAR
Sekuqubuke umsindo ngokusabalala kwezindaba zokuthi uMsakazi wokhozi FM uZimiphi Zimdollar Biyela uthunyelelwe incwadi aziswa ngokukuthi udingeka enkantolo kamantshi eshowe ngomhla ka 12 kuZubandlela kuwo lonyaka. UmaBiyela kuthiwa ubhekene namacala ahlanganisa ukutholakala kwezibhamu…
ISIHLUKU UMLISA EBHOKODA OMUNYE NGOMBESE ABANTU BEBUKA
Abakakholwa namanje yinto abayibonile abasebenzi basemayini iSibanye Still Water eRandburg eGoli izolo. Amavideo kanje nezithombe ezinyantisayo zisabalale ezinkundleni zokuxhumana izolo zikhombisa umlisa mumbe ebhokoda omunye ngombese phambi kwabantu emini kwa bha. Kulevideo…