Emva kokuphazamiseka isikhashana esingangehora umcimbi wokwethweswa kweminyezane wezitshudeni eseziphothulile zaseMnambithi TVET College obubanjelwe kwesinye sezikhungo zalekolishi esiseZakheni esigcemeni sakwa-A, ugcine uqhubeke ngempumelelo. Kuphakame amaphaphu ngesikhathi kucima ugesi kusanda kuqala lomcimbi izolo, nokuthe…
Category: Izindaba Zomphakathi
INKANYEZI IFUNDISE NGEZIFO EZIDALA UKUVALEKA KWAMEHLO KUBANTU
Isikole sabantwana abaphila nezimo ezikhethekile Inkanyezi Special School eSteadville eMnambithi ibe nosuku lokuqwashisa ngezifo zokungaboni emehlweni okuthi yiBlind Awareness Day izolo khona emagcekeni alesi sikole. Lomcimbi ubuhanjelwe yikhansela lendawo uMnumzane uThabethe, Abaphuma…
LESULE ISIGUBHUKANE IKHANSELA LAKUMASIPALA INKOSI LANGALIBALELE.
IHhovisi leMenenja kamaspala iNkosi Langangalibalele lithi ngoMsombuluko lizithele phezu kwencwadi yokwesula emsebenzini kwaloyo obeyikhansela laku ward 11 ngaphansi kweqembu le-African National Congress (ANC) uCllr Nosipho Hlongwane. UHlongwane wangena ebukhanseleni ngonyaka ka 2021…
KUGQUGQUZELWE UMPHAKATHI UKUTHI UPHATHE KAHLE UPHINDE UVIKELE IZAKHIWO ZAWO
IMeya yomkhandlu i-Alfred Duma uMhlonishwa Zama Sibisi ehambisana no uCllr Thulasizwe Mlaba waku ward 17, uCllr Sanele Msimango ka ward 19, kanye no Cllr Sakhile Mswane waku ward 19, Bavakashele kuWard 19…
LISENKUNDLENI IBHOLA KUBAFUNDI BAKAMATIKULETSHENI
kusele izinsuku ezintathu nje vo ngaphambi kokuqala kwezivivinyo zokuphela konyaka kumatuKuletsheni kuleli lengabadi. Ungqongqoshe wezemfundo eyisisekelo kwazulu natal u Nkz. Mbali Fraizer uthi umnyango wakhe usukulungele ukuthi abafundi baqale ukubhala ngesonto elizayo…
BATHI UMASPALA UYOFIKA BEQEDILE NGENDLE EZAKHENI
Amakhansela nomphakathi wakuma ward ahlukene aseZakheni asethathe isinqumo sokuzilungisela wona mathupha inkinga yendle ebahluphayo eselokishini laseZakheni. Lomphakathi kanye namalunga e-African National Congress (ANC) athi asekhathele ukunukelwa yindle iphinde ixhaxhaze emizini yabo. Lamalunga…
ZIPHATHELE IZIKHULU ZIKAMASPALA AMANZI EZIWAPHUZAYO IZAKHAMIZI ZAKWAJWILI
Ufike uphethe amasampula amanzi owaphuzayo umphakathi wakwaJwili kuward 31 ngaphansi kuka Maspala i-Alfred Duma emhlanganweni obuphakathi komphakathi nezikhulu zikaMaspala Uthukela izolo ehholo lomphakathi laseNtabeni Ebomvu. Lomhlangano obuhanjelwe yizikhulu zalomaspala ikakhulukazi ezisebenza emnyangweni…
ABAZALI BAFUNA KULUNGISWE IBHULOHO EMATIWANE KUNGAZE KUVELE UMKHUHLANE.
Umphakathi wase Matiwane eNdingeni ku Ward 24 uthi ukhathazekile ngomgodi ovuleke ebhulohweni elincane eliwela abantwanana besikole I Veyisi primary School kanye nenkulusa iNtokozo Yethu Creche. Abazali babantwana abafunda kulezi zikhungo bathi bayesaba…
ZETHEMBISE UKWAKHA IMIFELANDAWONYE IZINDUNA UKUZE ZIXOSHE IKATHI EZIKO.
Izinduna namabutho aseDundee ahlangane ngaphandle kwesikole eMpisini Primary School eWard 2 elokishini laseSithembile eGlencore izolo, ngenhloso youkuzohlonipha impilo kaNdunakulu kaZulu inkosi Mangosuthu Buthelezi ongasekho. Amabutho athi avumelene ngokuthi umtwana wakwaphindangene ubambe iqhaza…
LONILE IZULU EMNAMBITHI
Lidale umonakalo omkhulu izulu ezindaweni ezehlukahlukene ezakhele idolobha uMnambithi izolo ebusuku. Kubikwa ukuthi isiphepho esikhulu ebesihambisana nokuduma kwezulu kanye nesaqhotho kuhlasele izinxenye eziningi zalendawo ngezithuba zehora lesishiyayagalombili kusihlwa izolo kwadaleka omkhulu omanakalo….
IGQUGQUZELE INHLONIPHO INHLANGANO ENGENZI NZUZO KUBAFUNDI BASE ST CHAD’S.
Inhlangano engenzi nzuzo yase Mnambithi iMthombeni Foundation ihambisana nomnyango wezamajele, amaphoyisa, Life line , Sasko kanye ne SP Creation izolo bahambele isikole iSt. Chad’s High School. Lenhlangano nalem ngokubambisana nalenyango banomkhankaso wokunikela…
BASHAQEKILE ABAHOLI BEZITHELA PHEZULU KWAMAMITHA NAMA PAYIPI AMANZI KUFIHLIWE.
Abuholi bomkhandlu UThukela okubalwa uMeya uCllr NB Shabalala, uSomlomo Cllr TY Nqubuka, uSihlalo wezamanzi nokuthuthwa kwendle uKhansela Cllr MM Mkhonza kanye nabanye abaholi abawuvali umlomo ngabakubone ngesikhathi behambele iWorkshop yakulomkhandlu ngenhloso yokuyobheka…