I-Mnambithi TVET College namuhla ibisingathe uMqhudelwano wenkulumo mpikiswano obizwa nge-Intercampus Debate eCrown Hotel eMnambithi. Lo mcimbi ubuhlanganise abafundi abavela kuzo zonke izikhungo zekolishi, bekhombisa amakhono abo ekukhulumeni esidlangalaleni nasekucabangeni okujulile. I-Crown Hotel…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUSHAYELWE IHLOMBE AMAPHOYISA ABOPHE UMLISA OWADLWENGULA AMANTOMBAZANYANA AMABILI MAQEDE WABULALA EYODWA.
POLOKWANE – UKhomishana wamaPhoyisa eLimpopo, uLieutenant General Thembi Hadebe, useshayele ihlombe ukuboshwa ngokushesha komsolwa oneminyaka engu-35 ubudala obandakanyeka ecaleni lokudlwengula amantombazane amabili, aneminyaka engu-13 no-17 ubudala, okuholele ekubulaweni kabuhlungu kweyodwa kanye nokulimala…
INGOZI YEMOTO ENYANTISAYO IDLULE NABACULI BE-AFRO POP ABADUMILE
Lowo owayengumculi we-Ambitious Entertainment, uBokang Moleli, odume ngelikaMalume Vector, udlule emhlabeni engozini yemoto ngoLwesithathu ntambama. UMalume Vector ubehamba ngemoto nomunye umculi uLizwei Wokuqala naye olahlekelwe yimpilo yakhe. Imenenja kaMalume Vector uThato Pebane…
BABONGA UHULUMENI WOBUMBANO NGOKULETHA IMIDLALO YEPREMIER’S CUP ABASOLUNDI
Imeya kamaspala wasoLundi uWilson Ntshangase uthi sebemi ngomumu ukwamukela zonke izihambeli kanye nezivakashi ezizoba yinxenye yemidlalo ikwaZulu-Natal Primier’s Cup ezoba kulempelasonto. Kulonyaka lemidlalo yekwaZulu-Natal Primer’s Cup izobanjelwa ePrince Mangosuthu Regional Stadum oLundi…
BAMISIWE ABAFUNDI ABAMHLOPHE ABACWASE ABANSUNDU ESIKOLENI
Ihhovisi lesifunda iTshwane South lathola isicelo ukuthi abafundi base Pretoria Girls High bahlela imashi ngoLwesihlanu mhla ka 19 Julayi Kulandela ukuvulwa kwe WhatsApp Group ivulwa ngabafundi abamhlophe abayisebenzisa ukuhlambalaza nokucwasa abafundi abamnyama….
KUKHISHWE UMEHLOKABONI KAR50 000 KULOWO ONGABA NOMKHONDO WOMTWANA OWALAHLEKA
GQEBERHA – Uphiko olubhekele udlame lwemindeni, ukuvikelwa kwezingane kanye namacala ocansi (FCS) eGqeberha basaphenya ngokuduka kwengane eneminyaka emine ubudala, uNakane Lizane, owaduka ekubo mhla ziyi-11 kuNhlaba wezi-2023 eWells Estate. Kusolwa ukuthi ngalolu…
BAFUNA KUVALWE INKANTOLO ETHEKWINI NGENXA YOKWESABISA NGEBHOMU
I-Public Servants Association e-KZN isiphinde yagcizelela ukuthi ivale iNkantolo yeMantshi yaseThekwini mayelana nezokuphepha ebhilidini emuva kokuthi kufone umuntu ethi kuzoqhuma ibhomu ekuseni. Ngemva kokuhlola, amaphoyisa awatholanga lutho kulendaweni. Ngesonto eledlule, i-PSA icele…
UDUMA UZOBA NOMHLANGANO NABAMATEKISI BEZODINGIDA IZINKINGA EZIBHEKENE NALEMBONI
UNgqongqoshe wezokuThutha eKZN, uMnuz Siboniso Duma, uthe kuzoxazululwa ukungaboni ngasolinye osekudonse iminyaka emibili emizileni yamatekisi esifundazweni. NgoLwesine kuzoba nomhlangano phakathi komnyango, umkhandlu wamatekisi, iSANTACO nezikhulu zomthetho. Namuhla ekuseni eMpangeni umgwaqo u-R34 ngaseMpangeni…
BADUTSHULWE BESENYANGENI ABASOLWA ENANDA
Basale enkundleni abasolwa abathathu ngemuva kokudubulana namaphoyisa endaweni yaseCongo eNanda. Abesilisa abalinganiselwa eminyakeni engu 20 -30 abebefunelwa amacala okubulala okubalwa kuwo nokubulala iphoyisa ngonyaka owedlule badutshulwe bashona. Amaphoyisa agasele ekhaya lenyanga thizeni…
KUGWETSHWE UMLISA(38) OWADLWENGULA UMSHANA WAKHE ONEMINYAKA ENGU -11
Indoda eneminyaka engu-38 ubudala yaseTzaneen eyadlwengula umshana wayo oneminyaka engu-11 ubudala igwetshwe udilikajele. Isigwebo sikadilikajele sikhishwe yiNkantolo yesiFunda yaseTzaneen ngoMsombuluko, zingama-22 kuJulayi 2024 Umsolwa wenze lesi senzo phakathi kukaSepthemba 2021 noFebhuwari 2022…
AMAPHOYISA ASHAQE IZIMPAHLA ZOMGUNYATHI EZINGABIZA U-R8 MILLION
Kuleli sonto, Uphiko Lwempahla Yomgunyathi Kazwelonke ngokubambisana nabalingani balo bokulwa nobugebengu baqonde enxanxatheleni yezitolo kuPine Avenue eFordsburg bashaqa izimpahla zomgunyathi ezibiza ngaphezu kwezigidi ezingu-R8 kwaboshwa abasolwa abayi-18. Amaphoyisa ajoyinwe yizikhulu zeSouth African…
KUBOSHWE OWOMDABU WASEBRAZIL NGOKUSHUSHUMBISA IZIDAKAMIZWA KULELI
owomdabu waseBrazil, u-Risclif Tadue Ramos, 36, uvele eNkantolo yeMantshi yase-Kempton Park ngoMsombuluko, zingama-22 kuJulayi 2024, ngemuva kokuzama ukushushumbisa i-cocaine engu-4kg iyifihle emzimbeni. Amalungu ophiko lwezobunhloli olusebenza ngoKlebe oluse-East Rand athole ngomnyuzi wezidakamizwa…