Umndeni wakwaPhalane eSoshanguve uthi usashaqekile emva kokudutshulwa kubulawe umfanyana oneminyaka emihlanu namuhlanje ekuseni. Ngokwesitatimende esikhishwe ngabomndeni umtwana ubehamba noyise uDeteboho Phalane ngeToyota Hilux eSoshanguve block UU ngenkathi bedunwa imoto yizigebengu ezingaziwa zabe…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUSHONE ABANTU ABANE KUWA UPHAHLWA LWESITOLO
Sekushone abane kuwa uphahla lesitolo esifundazweni i-Eastern Cape endaweni yaseNgcobo namuhla. Abezimo eziphuthumayo baphuthume esigamekhweni babika ukuthi bane abashonile kwalimala kanzima abalishumi nantathu baphuthunyiswa esibhedlela. Lokhu kwenzeka nje zinhlanu izinsuku kuwe uphahla…
LUTHINTE ABANINGI ELOKUSHISWA KOMUZI KAMKHULU EHAMBELE UMCIMBI WOMZUKULU
UMandisa Mnguni obefunda e-University of Zululand akazange akuthokozela ukuthweswa kwakhe iziqu ngemuva kokuzwa izindaba ezimbi zokushiswa komuzi kaMkhulu wakhe. UMandisa uveze ekhasini lakhe lika facebook ukuphatheka kabuhlungu ngemuva kokuthola ukuthi umuzi kaMkhulu…
LIKHALELWE NGAMASONGO KASIGONYELA IKHANSELA LASE-ALFRED DUMA NGECALA LOKUKHOMBA NGESIBHAMU
Kuboshwe iKhansela kumaspala i-Alfred Duma ngezinsolo zokusabisa kanye nokukhomba ilunga lomphakathi ngesibhamu. Lesi sigameko okuthiwa senzeke kweminye imigwaqo emikhulu eMnambithi uMurchison izolo ngoLwesine sethuse abantu abaningi. Amaphoyisa aseMnambithi asiqinisekisile lesi sigameko futh…
AMAPHOYISA ATHUNGATHA ABABULALE UMUNTU EBURFORD
Amaphoyisa aseMnambithi aphume umkhankaso athungatha abantu abathathu abadubule owesilisa endaweni yaseBurford izolo ebusuku. Kubikwa ukuthi amadoda amathathu agasele endaweni yokucima ukoma ebizwa ngokuthi yikwaDzhe kwaShayinduku lapho abantu bebehleli bebukela ibhola avela ngewindi…
ISHE YANQONQA IMAKETHE YASEMTUBATUBA EMVA KOKUQUBUKA KOMLILO
Abadayisi bemakethe esemgwaqweni enyakatho neKZN babala izindleko zomlilo osucekele phansi amadokodo abo eMtubatuba. IMakethe yaseZamimpilo, ebilungiswa, ishe yanqonqa emva kokuqubuka komlilo. Abathengisi babethengisa izithelo, imifino, izingubo zendabuko, nomata botshani base-Afrika phakathi kwezinye…
UPENNY NTULI UBANDAKANYEKE ENGOZINI YEMOTO KU-N3
Umsakazi omusha kuJozi FM, uPenny Ntuli, ube sengozini emgwaqeni onguthelawayeka u-N3 kuthangi. Lo msakazi ongowokudabuka KwaZulu Natal, usenenyanga eyodwa efikile eGoli. UNtuli, ojoyine isiteshi somsakazo esizinze eSoweto ngo-Ephreli, uthe uze nemoto yakhe…
UGWETSHWE UDILIKA JELE UMLISA OWADLWENGULA INGANE “YAKHE” YAZE YAKHULELWA
Inkantolo yeMantshi yaseRoodepoort igwebe umlisa udilikajele ngecala lokudlwengula nokukhulelisa indodakazi yomlingani wakhe. Lomlisa kuthiwa ubelokhu edlwengula lomtwana isikhathi eside kungaziwa ngoba ummangalelwa wayesabise ngokumbulala. Isiulu sasineminyaka engu-15 ubudala ngesikhathi ebika ngalezi zigameko…
USEPHOKOPHELELE EZOBUDOKOTELA OWASEMNAMBITHI
Yisikhathi sokuthweswa kweziqu ezikhungweni ezahlukene kuleli ,lapho abafundi bevuna abakutshalile. UNomfundo Kubheka ungomunye wabangasalanga ngaphandle njengoba bekungokwesithathu ebeyolanda okungokwakhe eNyuvesi yaseZuluLand. UNomfundo udabuka endaweni yaseTsakane eMnambithi ubethweswa iziqu zakhe zeMasters Degree in…
AMAPHOYISA ABULALE OWASELESOTHO OSOLWA EKUBULAWENI KWENQWABA YABANTU ESOWETO NGO 2022
Amaphoyisa adubule abulala ubhongoza wo”Zama Zama” obesefunwe isikhathi eside ngamacala amaningi ayamaniswa namacala okubulala angu-29 okuhlanganisa nesigameko sokudubula inqwaba yabantu endaweni yokucima ukoma eNomzamo Park, eSoweto lapho avulela ngenhlamvu ebhekise kubathengi ngoJulayi…
UKHUNJULWE NJENGEQHAWE U THE ROSE OF SOWETO
Owayengumpetha womhlaba wesibhakela amahlandla amathathu, uDingaan Thobela, ukhunjulwa njengophawu lwezemidlalo nophawu lobumbano enkonzweni yesikhumbuzo sakhe. URose of Soweto, okuyigama abedume ngalo, utholwe eshonile endlini yakhe eMayfair, eGoli ngoMsombuluko odlule. Abangane nomndeni babuthane…
BAZOWUTHOLA KULENYANGA UMHOLO WABO OTHISHA BAKWA GRADE R KWAZULU-NATAL ABEBENGAHOLANGA
OThisha baka grade R KwaZulu-Natal basala bedidekile bengazi konakelephi ngenyanga eyedlule ngenxa yokungatholi umholo wabo ngosuku lokuhola. INyonyana yothisha iSouth African Democratic Teachers Union (SADTU) ibe isinquma ukucela umnyango uphenye ukuthola imbangela…