Bakhathazekile abazali baselimehill High School eMnambithi emva kokuthi abantwana bethe befika izolo esikoleni bathola kufazweimali engozuka abamnyama isikole sonke. Kuthiwa abantwana nothisha bahlangatshezwe yilesi simo befika emasangweni esikole izolo nokube umzukuzuku kuzanywa…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUME UKUFUNDA NOKUFUNDISA UMFUNDI EGWAZA OMUNYE ESKOLENI
Kubenengxabano phakathi kwabafundi basesikoleni iSihlahlasenkosi High School kwaNongoma eMusi eholele ekutheni omunye egwaze omunye wafa khona lapho izolo ekuseni. UThembelihle Zondi ugwazwe ngomunye umfundi ngemuva kokuqubuka kwengxabano egumbini lokufundela. Lomfundi ube esebaleka…
IKHANSELA LASETHOLENI NEMIDLALO EQOQA INTSHA EZITALADINI
Ikhansela LakuWard 34 ngaaphansi kukaMaspala i-Alfred Duma oThukela uMnumzane Mzuzwana Nkanyezi magasela Lithokozile ngendlela intsha yakuleward eyithokozele ngayo imidlalo ebeliyihlelile ngempelasonto. lemidlalo yebhola lezinyawo ibibandakanya amakilabhu angu-16 ezindawo ezingaphansi kwalewadi okuyindawo yaseTholeni,…
BABOSHWE BESESIBHEDLELA ABALISA BASELESOTHO ABANGO “ZAMA ZAMA”
Izakhamuzi ezimbili zaseLesotho okusolwa ukuthi zibandakanyeka ezenzweni zokumba ngokungemthetho eMashobota Farm ziboshwe esibhedlela iRob Ferreira ngemuva kokutholakala zinamanxeba okudutshulwa ngoLwesihlanu, zingama-26 kuJulayi 2024. Ngokwemininingwane, abasolwa ababili abaneminyaka engu-29 no-30 ubudala abangenazo izincwadi…
UVALWE THANQA UMGWAQO UHELPMEKAAR E-UITVAL EMNAMBITHI KUKHALWA NGAMANZI
Uvuke umbhejazane wavala umgwaqo ngamathayi avuthayo umphakathi wase-Uitval EMnambithi ukhala ngokuntula amanzi. Sekuphele izinyanga ezintathu lomphakathi ungenawo amanzi kanti nezimoto ezithwala amanzi azisezi. Ilungu lomphakathi elixoxe naleliphephandaba lithi lenkinga yamanzi indala futhi…
KUTHUNGATHWA ABABULALE ISISHOSHOVU SE-EFF KWAZULU-NATAL
Uyaqhubeka umsebenzi wokuthungatha ababulali besishoshovu se-EFF uMawethu Mathe eKZN. Okhulumela amaphoyisa e-SAPS esifundazweni uRobert Netshiunda uthi umsolwa, 45, udutshulwe esemzini wakhe eNteke, entshonalanga yeTheku ngoLwesine. Udutshulwe ekhanda. “Abasolwa abaziwa okwamanje kanti imbangela…
UMNYANGO UZOPHENYA NGOMFUNDI OBELETHELE ENDLINI ENCANE ESIKOLENI ELIMPOPO
UMnyango wezeMfundo eLimpopo usuqale uphenyo ngemuva kokuthi umfundi webanga leshumi ebelethele ethoyilethi eMolautsi Secondary School eBloodriver, ngaphandle kwasePolokwane, eLimpopo. Lo mfundi, 16, ubelethe ngaphandle kosizo emagcekeni esikole. Umama wentombazane uthi yayinezinyanga eziyisikhombisa…
IBHUNGU LIKLINYE LABULALA UNINA LIMSOLA NGOKUTHAKATHA
Amaphoyisa aseNigel abophe ibhungu elineminyaka engu 21 ngolwesithathu ngecala lokubulala unina ongalizali ngomklinya. U-Anna Tshabalala oneminyaka engamashumi amahlanu ubulawe ngolwesithathu ebulawa yindodana yomyeni wakhe eNigel, Ekurhuleni eGoli. UBaba wale nsizwa okungu Mnu…
KUVUNDULULWE INDAWO EKHIQIZA UMBOMBAYI WOTSHWALA EGOLI.
Amaphoyosa eJohannesburg Metro Police Department (JMPD) avundulule imboni ekhiqiza utshwala ngokungemthetho eHekpoort, eGoli. Amaphoyisa alunywe indlebe ngalendawo ekhiqiza utshwala abe esegasela kungazelelemuntu afica owesilisa oneminyaka engamashumi amane nanhlanu ozibize ngemenenja kuleyandawo. Phakathi…
BASABISA NGOKUBHIKISHELA EMAHHOVISI ENKATHA BENQUNU ABASIFAZANE BASE MNAMBITHI
Abesifazane baseMoba eMnambithi sebesongele ikhansele laku ward 15 uMnuz Xolani Kubheka kanye noMaspala uThukela ngombhikisho ngendaba yokwentula amanzi kule ward. Kuzwakale izindaba ezithi abasifazane baseMoba bahlela umbhikisho wokuya emahhlovisi eNkatha Freedom Party…
KUFE ABABILI NGESIKHATHI AMADODA ANGAZIWA EVULELA NGENHLAMVU ESIDLANGALELENI EPHOENIX NALUHLA EKUSENI
Kubulawe abantu ababili esigamekweni sokudubula esenzeka ePhoenix. Yize imininingwane ngesigameko sokuhlasela ingakacaci, imibiko evela endaweni yesigameko ithi owesilisa nowesifazane badutshulwe bengena esndaweni yokuhlala eyicomplex eClayfield ngoLwesihlanu ekuseni. Inkampani yosizo lokuqala i-VIP KZN…
AMAPHOYISA ADUBULE ABASOLWA ABATHATHU ABATHINTEKA EKUQHUNYISWENI KWE-ATM ESIKHAWINI
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abulale abanye abasolwa abathathu okusolwa ukuthi bayathinteka ekuqhunyisweni kwe-ATM Eskhaleni. Amaphoyisa athe laba abathathu bebesendaweni yabo yokucasha ngesikhathi kuqhuma isibhamu ezintatha zangoLwesihlanu. Ukudubulana kwenzeke esikhathini esingaphansi kwamahora angu-24 amaphoyisa edubule…