Umnyango wezemfundo eWestern Cape usezinhlelweni zokumisa othisha ababalelwa ku 2400 ngenxa yokungabi bikho kwemali eyanele. UNgqongqoshe wezemfundo kulesiya sifundazwe uMnu Brent Walters wazise izikole ukuthi umnyango angeke usakwazi ukuqhubeka nothisha abilitoho, uphinde…
Category: Izindaba Zomphakathi
KUTHOLAKALE ISIDUMBU SENGANE SINTANTA EMFULENI EZAKHENI KWABOSHWA UNINA
Itholakale intana emfuleni isishonile ingane enonyaka izelwe endaweni yaseZakheni eMnambithi. Usamangele namanje umphakathi waseZakheni emva kwalesi sehlo. Lomtwana kuthiwa utholwe abantu abebedlula ngendlela bude buduze nomfula onQamula kulendawo ngosuku lwangoMgqibelo. Kuthiwa babe…
OWesifazane Ovume Icala Lokusoconga Umyeni Uveze Ukuthi Wazama Nokubulala Umphenyi Wecala
UNongcebo Faith Ntombela, owesifazane ovume icala lokuhlela ukubulala umyeni wakhe, uCaptain Zwelakhe Ntombela, uveze ukuthi wazama nokusoconga umphenyi wecala, uWarrant Officer Sibusiso Ntshangase. Lokhu kwembulwe ngoLwesihlanu eNkantolo eNkulu yase-Scottburgh lapho uNkk Ntombela…
BANGU-21 ABANTU ABASHONE EZINGOZINI ZEZIMOTO EKZN NGEMPELASONTO
Abantu abangu-21 bashone ezingozini ezintathu ezehlukene esifundazweni ngempelasonto. Kushone abangu-12 engozini eyenzeke eGreytown ngoMgqibelo. Enyakatho ye-KZN, kushone abantu abayisithupha ngesikhathi itekisi ebithwele amalungu ophiko lwabesifazane lwe-MK iwabhekisa eNkandla – igingqika yagqamuka amalangabi….
LIFISA KWAKHELWE UMNDENI WASE HOPSLAND INDLU IPHOYISA LASE MNAMBITHI ELISEBENZELA UMPHAKATHI
Asezakhele udumo amaphoyisa amabili asebenzela isiteshi samaphoyisa sase Mnambithi ngokuba usizo emphakathini yasemakhaya. UWarrant Officer Mlungisi Radebe kanjalo no sayitsheni Sanele Dubazane, lezinsizwa ezimbili zivale inyanga yabesifazane ngokuhlanganisela umndeni oswele wase Hopesland…
LICELA UKWAKHELWA UMTHOLAMPILO UMPHAKATHI WASE BURFORD.
Ukhansela wase Burford uMnuz Mthokosizi Khoza kanjalo nomphakathi wase Burford , Hope’sland kanjalo nakwaGodi bacela usizo kosomabhisinisi base Mnambithi naso Thukela ngokwakhelwa umtholampilo endaweni yabo. Umphakathi wase Burford, kwaGodi kanjalo nase Hope’sland…
IMEYA IKHOMBA ABASEBENZI NGENJUMBANE NGENKINGA YAMANZI
Njengoba izinkinga zokuphakelwa kwabantu ngamanzi Othukela zihkezi zihamba phambili, ziningi izinto ezidala lokho.. UMeya woMkhandlu iNkosi Ntandoyesizwe Shabalala ube nengxoxo emsakazweni iGagasi fm nalapho bekhuluma ngezinhlelo zentuthuko kulomkhandlu. Okuvelile ngukuthi njengoba ithimba…
KUSHAYISANE INQWABA YAMALOLI KUTHELAWAYEKA NAMUHLA EKUSENI
Abezimo eziphuthumayo eMgungundlovu baphuthume engozini enkulu yokushayisana kwamaloli amaningi ku-N3 Southbound, ngezansi nje komgwaqo uNottingham. Ngesikhathi befika endaweni yesigameko, abezimo eziphuthumayo bathole ukuthi kunamaloli amaningi abebandakanyeke kule ngozi. Abezimo eziphuthumayo baseMidlands EMS…
BEBETHINTEKA EKWEBENI IMFUYO ABADUTSHULWE BABULAWA ONOGADA
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi abasolwa abathathu abadutshulwe babulawa ngonogada abazimele eMidlands, basolwa ngamacala odlame kanye nokweba imfuyo. Kukholakala ukuthi laba abathathu babanjwe beba izinkomo ngamalungu omphakathi endaweni yaseNhlazuka ngoLwesithathu. Kuthiwa badubule kancane ngaphambi…
KUQINISWE EZOKUPHEPHA EMNAMBITHI NGENXA YEZIMPI ZAMATEKISI
UNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal, uMnuz Siboniso Duma, usenyuse ezokuphepha eMnambithi ukuze alungise izinkinga zokuthutha umphakathi nokuqinisekisa ukuphepha kwabagibeli. Umnyango usuphinde wavula i-Operation Shanela, namathimba omthetho ashanela ubugebengu emigwaqeni lapho kusebenza khona iKlipriver Taxi…
IMEYA YETHEMBISE OMAKHENIKHA IZINDAWO ZOKUSEBENZELA
Ubashiye benethemba omakhenikha abasebenzela eRenke yama tekisi e-Illing Road umeya kamaspala I-Alfred Duma uKhansela Zama Sibisi. Labomakhenikha bacela umhlangano naye ngeSonto eliphelile ngoba bekhala ngokuvaleleka ngaphandle ohlelweni lokwakhiwa kwezindlu zosomabhizinisi abancane abasebenzela…
UVALIWE UTHELAWAYEKA U-N3 NGENXA YOMLILO WEQUBULA
Njengamanje umgwaqo we-N3 Toll Route uvaliwe eningizimu yeWilge Toll Plaza ngaseVilliers eFree State ngenxa yomlilo wequbula. Lo mlilo ubangele ukuthi kubhebhetheke intuthu emgwaqeni wonke, okudale ukuthi abantu bangabonakali kahle kanye nezimo zokushayela…