Ochwepheshe bezempilo bachaze i-Hubbly Bubbly, njengombulali onganakekile kodwa oyingozi kakhulu kwabayisebenzisayo. Abantu abaningi batshelwa okungelona iqiniso ngobungozi bokusebenzisa leli payipi elidume kakhulu ezindaweni zobbumnandi kulezi zisuku. Owesilisa oneminyaka engu-30 ubudala waseMahikeng, eNorth…
Category: Izindaba Zikazwelonke
LIYAQULWA NAMUHLA ICALA LEZWE LAKWA ISRAEL ELIVULELWE YININGIZMU AFRICA NGEZIGAMEKO ZASEPALESTINE
Icala leNingizimu Afrika elivulele izwe lakwaIsrael lizoqulwa namuhla eNkantolo Yobulungisa Yamazwe Ngamazwe e-The Hague eNetherlands. INingizimu Afrika isole i-Israel ngeqhaza layo ekubulaweni kwabantu empini yayo neqembu lamaphekula asePalestine, iHamas. UNgqongqoshe wezoBulungiswa uRonald…
UDJ WODUMO WAKULELI USEBANDAKANYEKE ENGOZINI YEBHANOYI
UDJ wakuleli odume umhlaba wonke uBlack Coffee usebandakanyeke engozini yebhanoyi wathola ukulimala. Imibiko ithi lo DJ ubandakanyeka kulengozi nje, ubesendleleni ebheke komunye umcimbi abeyonandisa kuwo ezweni lase-Argentina. ngokwesitatimende esisekhasini lakhe lika instagram,…
UMBALULA UBIZWE NGENKUBA BULONGWE EGINQELA IQEMBU EMUMVA
Owayengungqongqoshe wamaPhoyisa uNathi Nhleko, obengomunye wongqongqoshe abengamele udaba lokuthuthukiswa kweNkandla ngo-R200 million kanye nendaba yezicishamlilo, kubikwa ukuthi ukhwele wadilika kuFikile Mbalula emchaza njengonobhala Jikelele omubi kunabo bonke emlandweni we-African National Congress iminyaka…
ASIKHO ISIKOLE ESVUMELEKE UKUPHOQA ABAZALI UKUTHI BATHENGE KUPHI UMFANISWANO
Isikhathi sokuqala konyaka abazali abaningi bagasela ezitolo lapho bethengela khona abantwana izinto zesikole njengo belungisela ukuvula kwezikole. Ngakolunye uhlangothi kunalabo azulelwa ngmakhanda ngoba bayalelwa ukuba bathenge ezikoleni, okanye bakhonjwe ezitolo ezithile ezisebenzisana…
IHHOVISI LIPHIKA EZOKUGULA KUKARAMAPHOSA
Emva kokuvela kwemibiko ezinkundleni zokuxhumana ethi uMengameli Cyril Ramaphosa ungeniswe esibhedlela samasosha ePitoli, ihhovisi likaMengameli liyaziphika lezi zinsolo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi umkhulumeli we-ANC kuzwelonke, uMahlengi Bhengu-Motsiri, ememezele ukuthi uRamaphosa ukuchithile ukubonakala…
UMASHATILE UTHI USETHEMBE UMKHULEKO EKULWENI NEZITHA ZE-ANC
IPhini likaMengameli we-African National Congress (ANC) uMnuz Paul Mashatile ucele ukuthi le nhlangano ikhulekelwe njengoba ilungiselela isikhathi esinzima ngaphambi kokhetho lukazwelonke ngo-2024. UMashatile ubehola ithimba labaholi be-ANC abebehambele amabandla ahlukene eMpumalanga ngeSonto…
INDIDA NGEZIQU EZINGEKHO EMTHETHWENI EFORT HARE UNIVERSITY
Basadidekile abafundi abalinganiselwa emashumini asikhombisa abebenza iziqu zokuba ngama Speech Therapist bethola ukuthi iziqu zabo azikho ezingeni lokuphasiswa ngabebhodi lezempilo i- HPCSA. Labafundi abese befunde iminyaka emine (4) bebe yingxenye yalabo abafake…
KULINDELEKE UKUTHI KUMINYANE UTSHUMO SEZIJOJA ZIBUYELA EGOLI KUSASA
Kube nokuphithizela kwezimoto ezidlula ku-N3 Toll Route kuleli sonto, inani lezimoto eziphakathi kuka-1000 neziyi-1900 ngehora eziya eGauteng ezisebenzise lomgwaqo. Lowo oyinhloko ebhekelele ezokusebenza ku N3 Toll Route u-Thania Dhoogra uthi iziphathimandla zomgwaqo…
BAMDINGA EXOSHIWE OWEZEMFUNDO EPHAKEME KULELI
Sekuqubuke umsindo ngemuva kokuvela kwezinsolo ezithi lowo ongu Ngqongqoshe wezemfundo ephakeme kuleli uMnu Blade Nzimande uthinteka kwinkohlakalo yamaMillion esikhwama sabafundi (NSFAS) Inhlangano iOrganisation Undoing Tax Abuse iOUTA ngamafuphi isiyalele uMengameli wezwe ukuba…
ZINGU 101 IZIBOSHWA EZAZIDEDELWE NGOSHWELE NYAKENYE ESEZIBOSHIWE FUTHI
Okungenani iziboshwa ezingu-101 kwezingaphezu kuka-16 000 ezakhululwa ngonyaka odlule njengengxenye yohlelo olukhethekile lokuhlenga zisenkingeni nomthetho futhi. Lolu hlelo lwenzelwe ukukhulula ukuminyana emajele ezweni lonke. Kodwa uNgqongqoshe wezoBulungiswa uRonald Lamola udalule ePhalamende ukuthi…
I-ANC IZOTHATHA ISINQUMO NGESINQUMO SIKAZUMA SOKWESEKA I-MK
UNOBHALA-jikelele we-African National Congress (ANC) uFikile Mbalula uthe iqembu lizosimemezela maduze isinqumo salo mayelana nodaba lwalowo owayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, ukuthi eseke enye inhlangano yezepolitiki nakuba eseyilungu le-ANC. UMbalula ubekhuluma nabezindaba…