Amaqembu aseNingizimu Afrika asesondele ekufinyeleleni esivumelwaneni sokuthi ubani ozothola izikhundla zekhabhinethi, kubike abezindaba ngeSonto, okuyisingqinamba sokugcina sokumisa uhulumeni ngemuva kokuba iqembu elibusayo lilahlekelwe ngamaningi okhethweni okokuqala ngqa eminyakeni engamashumi amathathu. Iphephandaba iSunday…
Category: Izindaba Zikazwelonke
UZOBHEKA NGQO NEZIHONGA ZEZINKONTILEKA UNGQONGQOSHE WEZEMISEBENZI YOMPHAKATHI
Inhlangano iBlack Business Federation (BBF) ithi iyaseseka isinqumo sikaNgqongqoshe omusha wezeMisebenzi yoMphakathi sokumenyezelwa kokuphela kwezingxoxo nezihonga zezinkontileka kuleli. I-BBF, indikimba eyisambulela yezithangami zamabhizinisi eNingizimu Afrika isanda kuveza ukuthi umbono kaNgqongqoshe uMartin Meyer…
LIHLEHLISELWE U-AUGUST ICALA LABABULALA UMDLALI WEKAIZER CHIEFS
Icala elibhekene nabalisa abayisithupha abasolwa ngokuduna nokubulala umdlali wasemuva weKaizer Chiefs uLuke Fleurs lihlehliselwe umhlaka-16 Agasti ngenxa yophenyo olungaphelele. Abasolwa ngokubulala bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseRoodepoort, eGauteng eWest Rand. UFleurs wadutshulwa wabulawa…
IPHALAMENDE LIZOVULWA NGEMANDELA DAY
UMongameli Cyril Ramaphosa ubize ukuhlangana okuhlanganyelwe kwesiGungu Sikazwelonke (i-NA) kanye noMkhandlu Kazwelonke Wezifundazwe (i-NCOP) ukuze kuvulwe iPhalamende kanye nokwethulwa kukaMongameli kwenkulumo yokuvula kwePhalamende kuzokwenzeka ngoLwesine, 18 July. “UMengameli ucele ukuthi iPhalamende lihlangane…
AZOBUYISWA EKHAYA AMASOSHA AKULELI ABULAWE E-DRC
Umbutho wezokuvikela kuleli iSouth African National Defence Force (SANDF) uthi ayaqhubeka amalungiselelo okubuyisela ekhaya amasosha amabili abulawa emkhankasweni wezempi e-DRC. Abanye abangu-20 balimele balaliswa esibhedlela nokho abane kubona bathole imihuzuko ebucayi. Okaputeni…
I-COSATU IPHOXEKILE NGESENZO SE-ANC SOKUBUYISELA UZIZI KODWA EPHALAMENDE
Umfelandawonye wezinyunyana i-COSATU uthi uphoxeke kakhulu ngokuthi i-African National Congress (ANC) iqhubekile nokufungiswa kukaZizi Kodwa njengelungu lePhalamende. Inyunyana ithe i-ANC ikhethe “ukunganaki” isinqumo sayo sokuhoxa ngokuqhubeka nokufungiswa kukaKodwa. UKodwa ufungiswe ngoLwesibili kanye…
UDUDUZILE ZUMA UYINGXENYE YAMALUNGU ASEFUNGISIWE EPHALAMENDE
Wonke amalungu eQembu loMkhonto weSizwe (MK) aphuthelwe ukufungiswa kwasekuqaleni kwamalungu ePhalamende (ama-MP) ngomhla ziyi-14 kuNhlangulana afungise ePhalamende ngoLwesibili. La malungu aqale aduba umcimbi wokufungiswa ngemiphumela yokhetho. IJaji elibambile eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape…
UGWETSHWE UDILIKA JELE OWABULALA IZITHANDANI NENGANE
Ijaji eliphethe odabeni olubhekene nowesifazane waseCenturion owalahlwa yicala lokubulala izithandani ezimbili nendodana yakhe likhiphe isinqumo sokuthi wayemubi futhi akakhombisi ukuzisola. UPamela Selani ugwetshwe odilikajele abathathu eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoMsombuluko. Inkantolo ithole ukuthi…
ICELA USIZO IMINDENI YONJINIYEL BAKULELI ABABOSHELWE IZIDAKAMIZWA EZWENI LASE-EQUITORIAL GUINEA
Izithandwa zonjiniyela ababili baseNingizimu Afrika abagcinwe e-Equatorial Guinea badlulisele incwadi yezikhalazo ePhalamende Lamazwe Ase-Afrika. I-PAP, okuyinhlangano yezomthetho ye-African Union, ibambe umhlangano wayo wesithathu owejwayelekile eMidrand ngoMsombuluko ntambama. UPeter Huxham noFrik Potgieter baboshwe…
KUNGENZEKA AMENYEZELWE KUSASA AMALUNGU EKHABHINETHI AMASHA
UMengameli uCyril Ramaphosa kanye nomholi we-DA uJohn Steenhuisen babambe umhlangano ngoMsombuluko ngenxa yokukhathazeka ngezimfuno zeqembu eliphikisayo. Lo mhlangano uqhamuke ngemuva kokuputshuzelwa kwencwadi ebichaza izimfuno zakamuva zeqembu eliphikisayo mayelana nezikhundla zeKhabhinethi. Nokho imithombo…
UZIZI KODWA UTHI UZOFUNGISWA EPHALAMENDE NOMA EBHEKENE NAMACALA
OwayenguNgqongqoshe uZizi Kodwa uzimisele ngokufungiswa njengelungu lePhalamende yize kuthiwa makakhishwe kukhokhasi ye-African National Congress (ANC) ePhalamende. UKodwa ubhekene nengcindezi yokuthi ahoxe esikhundleni sakhe ePhalamende njengoba ebhekene nezinsolo zokugwazisa nenkohlakalo ezinkantolo. UKodwa wesula…
INKANTOLO IYALELE I-IEC UKUTHI IPHENDULE IMIBUZO YE-MK MAYELANA NOKHETHO ENGAKASHAYI ULWESIBILI OLUZAYO
INkantolo yoKhetho iyalele iKhomishini yoKhetho yaseNingizimu Afrika (IEC) kanye nezinye izinhlaka ezithintekayo ukuthi bafake izincwadi ezifungelwe zokuphendula isicelo se-MK Party (MKP) sokukhansela ukhetho lwakamuva ngehora lesithupha ngoLwesibili. Ngokuyalelwa yinkantolo ngoLwesihlanu, iphinde yayalela…