Iqembu i-Pietermaritzburg Economic Justice and Dignity Group lithi lilindele ukuthi amanani okudla ehle. Lokhu kulandela isinqumo seBhange Elikhulu LaseNingizimu Afrika sokwehlisa izinga lenzalo ngamaphuzu angu-25, ukuze libe ku-8%. Lokhu kube okokuqala ukuthi…
Category: Ezepolitiki
INKANTOLO ICHITHE ISICELO SIKAKHUMALO SOKUQHUBEKA NOKUSAYINDA IZIMALI ZE-MK
Owayengumholi weqembu uMkhonto weSizwe (MK), uJabulani Khumalo, uhlulekile emzamweni wakhe enkantolo yasePitoli yokuba aqhubeke abe ngomunye ogunyaziwe ukusayina kwi-akhawunti yasebhange yeqembu. INkantolo eNkulu yasePitoli inqabeisicelo sikaKhumalo yize noma ebeme ngokuthi isinqumo sokuxoshwa…
SEHLILE ISIBALO SABANEGCIWANE LESANDULELA NGCULAZA E-KZN
Ucwaningo lwe-Human Sciences Research Council (HSRC) lukhombisa ukuthi abantu ababalelwa kwezigidi ezimbili baphila negciwane lesandulela ngculaza i-HIV KwaZulu-Natal. Lolu cwaningo luthole ukuthi uma kuqhathaniswa nezinye izifundazwe, KwaZulu-Natal inesibalo sesibili esiphezulu sabantu abane-HIV…
AMAPHOYISA AXWAYISA ABAFAKA AMA-NUMBER PLATE ABHALWE NGENDLELA ENGEMUKELEKILE
Amaphoyisa eThekwini Metro axwayisa abashayeli bezimoto ukuthi bagweme ukusebenzisa amaphakethe ezinombolo ezisebenzisa ifonti engeyona. NgoLwesibili, bajezise umshayeli otholakale eshintshile izinombolo zemoto yakhe kanye nokuguqula ukusimamisa kwemoto. Okhulumela amaphoyisa eMetro, uBoysie Zungu, uthe…
ISICELE USIZO LWEZEZIMALI INKAMPANI YEZIKHAFUTINI EDUMILE KULELI
I-Tupperware Brands, umkhiqizi owaziwayo wezikhafutini zokugcina ukudla, ufake isicelo sokuvikelwa kokuqothuka kweSahluko 11. Le nkampani ibhekane nokwehla kokuthengiswa eminyakeni yakamuva futhi yaxwayisa ngonyaka odlule ukuthi isimo sayo sezimali sibucayi. Isikhulu esiphezulu uLaurie…
KUBOSHWE ABASEBENZI ABAGWAZISA NGEZINCWADI ZOKUSHAYELA- EMPUMALANGA
Abe Road Traffic Management Corporation (RTMC) bathi sekuboshwe omunye umsebenzi wesikhungo sokwenza izincwadi zokushayela eMpumalanga. Lomsebenzi uboshwe ngezinsolo zokugwazisa abantu ukuze bathole izincwadi kulesiya sifundazwe. Izolo, amaHawks abophe abantu alishumi nantathu (13)…
BAZOHLEKA BODWA ABASHAYELI KULELI HLOBO
Abashayeli bezimoto baseNingizimu Afrika bangalindela okunye ukwehla okukhulu kwentengo kaphethiloli ekuqaleni kwehlobo, kusho i-Automobile Association (AA). I-AA ibike ngalombiko ongakaqinisekiswa ovela ku-Central Energy Fund (CEF), ethi amanani kaphethiloli, udizili, kanye ne-paraffin akhombisa…
ZIZOVULELWA KULELIVIKI IZICELO ZIKA-NSFAS KA 2025
UMnyango Wezemfundo Ephakeme umemezele ukuthi izicelo zeNational Student Financial Aid Scheme (NSFAS) zonyaka wezifundo ka-2025 zizovulwa ngoLwesihlanu, 20 Septhemba. Bekuhlelwe ukuthi zivulwe ngoMsombuluko, 16 Septhemba, kodwa zaphuthunyiswa ngenxa yokuxoxisana nababambiqhaza, okwaphothulwa ngeSonto….
I-ROAD ACCIDENT FUND ITHI AYISENAMALI
Umkhandlu Wezimali Zezingozi Emgwaqeni (i-RAF) uthi ubhekene nobunzima ekutheni uqhubeke usebenza, ngenxa yokuthi intela kaphethiloli ayikashintshi iminyaka emithathu ilandelana. U-RAF usebenzisa kuphela kwimali evela kwintela kaphethiloli ezweni, esele ku-R2.18 kusukela ngo-2021. Ngesikhathi…
ABESIFAZANE BAKULELI BASENGOZINI YOKUNGENWA YISIFO SIKASHUKELA KSUKELA EMINYAKENI ENGU – 22 KUPHELA
Ucwaningo olwenziwe i-World Health Organization (WHO) kanye neWits University luveze ukuthi abesifazane abasha abaneminyaka engu-22 banengozi enkulu yokuthola isifo sikashukela kanye nomfutho wegazi ophezulu. Lolu cwaningo, olubeyingxenye yohlelo olukhulisa impilo oluholwa amazwe…
UZOHLONISHWA NGUHULUMENI NGOMNCWABO OKHETHEKILE WESIGABA SESIBILI UGORDHAN
UMengameli Cyril Ramaphosa umemezele ukuthi iqhawe lomzabalazo kanye nesishoshovu sezepolitiki uMnu. Pravin Gordhan uzohlonishwa ngomngcwabo okhethekile weisigaba sesibili ngoLwesine, 19 Septhemba 2024. Lowo owayenguNgqongqoshe uGordhan ushone ngezithuba zehora lokuqala ngoLwesihlanu, 13 Septhemba…
KUBANJWE ODABUKA ENIGERIA NEZIDAKAMIZWA E-OR TAMBO
UNational Commissioner wamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS), uGeneral Fannie Masemola, uphinde wagcizelela ukuthi iNingizimu Afrika akuyona indawo yamaphoyisa okudlala abenzi bobugebengu, futhi noma ngubani owenza okuphambene nomthetho uzotholakala noma ikuphi kuleli futhi abhekane…