Inhlanganiso yePolice and Prisons Civil Rights Union ithi kumele kubekwe icala lokugcwala emajele ezinkantolo zelizwe. UNgqongqoshe wezokuHlunyeleliswa kweziMilo uPieter Groenewald uthe balinganiselwa ku-60 000 abantu abadonsa kanzima ejele ngenxa yokuthi abanayo imali…
Category: Izindaba Zikazwelonke
KUNZIMA UKUPHENYA UMSUKA WOMLILO OQUBUKE EMJONDOLO – GENERAL MKHWANAZI
Amaphoyisa athi kubikwe imililo eyishumi eyehlukene ngonyaka odlule nje kuphela eKenville Informal Settlement, eDurban North. Kuphenywa icala lokushiswa komlilo ngemuva komlilo wakamuva odlule nemiphefumulo yowesifazane okhulelwe wacekela phansi imizi engaphezu kuka-200. Inhlekelele…
UGWARUBE UZOBUYEKEZA ISINQUMO SOKUPHASA UMATIKULETSHENI NGO 30%
UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo, uSiviwe Gwarube, usememezele izinhlelo zokubuyekeza amamaki okuphasa kwaGrade 12. Imaki okwamanje limi ku-30%. Ephendula ekugxekweni kwezinga lokuphasa elikhona njengamanje, uGwarube umemezele izinhlelo zakhe zokusungula ibhodi labaluleki elakhiwe abathintekayo nochwepheshe…
IMILILO YEQUBULA KWAZULU NATAL IDALE UMONAKALO KA-R30 MILLION
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli, uthe imililo esanda kwenzeka kulesi sifundazwe isidale ukulahleka kuka-R30 million. UNtuli ubevakashele eKenville Informal Settlement, eDurban North ngoLwesibili, nalapho kuqubuke khona umlilo ocekele phansi imizi engaphezu kuka-200…
I-AFRIFORUM IFUNA KUPHENYWE UMALEMA NGODABA LWE-VBS
I-AfriForum ithi izofaka isikhalazo ngomholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema ukuze kuphenywe mayelana nezinsolo zokuthi wahlomula ngemali eyatholwa eVBS Mutual Bank. Ngesonto eledlule, lowo owayenguSihlalo webhange wathi uMalema nesekela lakhe, uFloyd…
ABE NEHAWU BATHI NGATHI I-ANC IYAKHOHLWA YIZITHEMBISO ZAYO
INyunyana yezisebenzi i Nehawu ithi iANC mayigakhohlwa ukuthi imele bani njengoba ihola uhulumeni wobambiswano. INEHAWU ikusho lokhu eBoksburg emhlanganweni lapho ibubhunga khona ngokwenzeke kwezombusazwe selokhu kudlule ukhetho kanye nokucacisa ngobudlelwane bayo neANC…
UMCHUNU UFUNA WONKE UMUNTU WAKULELI APHILE NGAPHANDLE KOKWESABA IZIGEBENGU
Ungqongqoshe omusha wamaphoyisa kuleli ufunge wagomela ukuthi uzothatha izinyathelo ezinqala ukulwa nobugebengu. Senzo Mchunu uthi izinga lobugebengu liphezulu ngendlela engabekezeleleki. “Ubugebengu obuhamba phambili ezweni njengamanje ubugebengu bokuxhumana obufana nokubulala nokudlwengula, ukuduna izimoto…
URAMAPHOSA UFISELE UTRUMP UKWELULAMA NGOKUSHESHA
UMengameli uCyril Ramaphosa usegxekile izinsolo zokuzama ukubulala owayenguMengameli waseMelika uDonald Trump. UTrump, ongenele ukhetho kabusha njengoMengameli, ulimale endlebeni ngesikhathi ethula inkulumo yakhe emhlanganweni obuseButler, ePennsylvania ngoMgqibelo. Okungenani kushone oyedwa kwalimala ababili ngesikhathi…
KUPUTSHUKE INCWADI EFUNGELWE EVEZA UKUTHI ABANYE BABAHOLI BE-EFF BAHLOMULA KANJANI KU-VBS
Incwadi efungelwe eputshuziwe yalowo owayenguSihlalo webhange iVBS uTshifhiwa Matodzi ichaza kabanzi ngokuthi i-EFF nabaholi bayo kuthiwa bahlomule kanjani kuleli bhange elingasekho. NgoLwesihlanu iDaily Maverick ibike ukuthi iqembu lakhokhelwa u-R16 million, okuyisinyathelo uMatodzi…
UNOBHALA JIKELELE WEQEMBU I-MK USEBIYELE ESIKHUNDLENI SAKHE
UNobhala Jikelele weqembu loMkhonto weSizwe (MK) u-Arthur Zwane usebuyele esikhundleni manje. Lokhu kulandela ukuthi umholi weqembu, uMnuz Jacob Zuma, enqabile ukwesula kwakhe. UZwane uhambise incwadi yokwesula ngoJulayi 1, esho umsebenzi omningi kanye…
UGWETSHWE IMINYAKA ENGU 495 UMLISA OWADLA IMALI YEBHANGE I-VBS
Owayengusihlalo weVBS Mutual Bank engasekho, uTshifhiwa Matodzi, ugixabezwe iminyaka engu-495 ngamacala okweba, ukukhwabanisa, ukushushumbisa imali nokukhwabanisa okuholele ekuweni kwaleli bhange. UMatodzi, 47, ugwetshwe eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesithathu ngemuva kokuwavuma amacala angu-33. Ugwetshwe…
I-SANDF IQINISEKISE UKUFA KWELINYE ISOTSHA LAKULELI E-DRC
ISouth African National Defence Force (SANDF) ngoLwesibili ikuqinisekisile ukushona kwesosha eDemocratic Republic of the Congo. Isosha elishonile belijutshwe eDemocratic Republic of Congo njengengxenye ye-United Nations MONUSCO, asebeqalile ukuphuma endaweni ekhungethwe yizimpi empumalanga…