U-Evidence Makgopa noTeboho Mokoena bashaye amagoli esiwombeni sesibili iNingizimu Afrika ishaqisa iMorocco inqoba ngo 2-0 ku-Africa Cup of Nations esigabeni se-last 16 eSan Pedro ngoLwesibili. I-Morocco, ibiphakathi kwezintandokazi kulo mqhudelwano obanjelwe e-Ivory…
Category: Ezemidlalo
USEKELA KAPUTENI WEQEMBU LEBAFANA UTHI AKUSEKHO UKUCASHA EMDLALWENI WANAMUHLA
Umgadli wakuleli ophinde abe ngu sekela kaputeni we bafana bafana ogijima ezweni lase Egypt kwi qembu le Al alhly uPercy Tau, uthe isikhathi sokubeka izaba sesiphelile manje njengoba bezodlala Umdlalo wabo wesine…
UBROOS UNETHEMBEMBA ELIKHULU NGEBAFANA BAFANA
Umqeqeshi weBafana Bafana, u-Hugo Broos, uyazi ukuthi ukushaya iMorocco, engenye yeqembu eliyizintandokazi ku-Afcon, kuzoba wumqansa kodwa lomqeqeshi waseBelgium usenethemba lokuthi i-SA izolihlula leli zwe elikleliswe kuqala e-Afrika. Ukubona izingwazi ezifana ne-Egypt, Ghana,…
I-AFCON YAKULONYAKA SEYIZOBA NOSHAMPENI ABASHA
Lilokhu liqhubeke njalo nokuthi Uma liduma lithathe osemnyango limbeke emsamu kwezemidlalo eziqhubeka ezwenikazi lase Ivory Coast. Lokhu kuza ngemumva kokuba silokhu sikhale njalo isililo kwimidlalo Ka last 16 ku mqhudelwano we afcon…
IBHANTSHI LIGCWALE UMOYA KU-ANDILE JALI
UMike Makaab, oyi-ejenti ka-Andile Jali, ukuqinisekisile ukuthi u-Andile Jali naye usexoshiwe kuMoroka Swallows. ISwallows ike yaba sematheni muva nje ngenxa yezinkinga eziningi zangaphandle kwenkundla. IZinyoni zaseDube azizange ziyidlale imidlalo yazo emibili yokugcina…
ISUNDOWNS ICUTHELE ISIKHWISHIKHWISHI SOMDLALI WEPIRATES
ISIHLABANI seqembu lebhola likanobhutshuzwayo lakuleli i-Orlando Pirates, uThembinkosi Lorch, sisematheni kubathandi bebhola likanobhutshuzwayo. Lokhu kulandela ukusabalala kwezindaba zokuthi angase ashiye uMabhakabhaka aye kuMamelodi Sundowns. Yize kungekho okuqinisekisiwe okwamanje, abalandeli sebevele babelana ngemicabango…
IBAFANA IZOGADULISANA NEMOROCCO ESIGABENI ESILANDELAYO
Izimbangi zaseNingizimu Afrika ku-Round 16 ku-Africa Cup of Nations eqhubekayo e-Ivory Coast seziqinisekisiwe ngemuva kokuthi u-Group F esonge imidlalo yawo yokugcina ngoLwesithathu kusihlwa. IBafana Bafana iqede ilele isibili kuGroup E idlula iNamibia…
IBAFANA ITHEMBISE UKUNENEBULA ITUNISIA KOWE-AFCON
Umdlali wasemuva uGrant Kekana udwebe isithombe sekhempu yeBafana Bafana egcwele ithemba ngaphambi komdlalo wabo wokugcina obalulekile kaGroup E we-Africa Cup of Nations (Afcon) eqhubekayo lapho izobhekana khona neTunisia e-Amadou Gon Coulibaly Stadium…
LITHATHA OSEMNYANGO LIMBEKE EMSAMO KWEYE-AFCON
Ilokhu iqhubeke njalo imidlalo yamaqoqo kwi-Africa Cup Of Nations ebanjelwe ezweni lase Ivory Coast njengoba manje seyifike esigabeni lapho sekudlalwa khona imidlalo yokugcina yama qoqo. Osokhaya okuyi Cote d’Ivoire ithelwe ngembudlu yehlazo…
IBAFANA BAFANA ITHELE INAMIBIA NGEHLAZO LIKA 4-0
IBafana Bafana iphendule amatafula ithela omakhelwane ngenduku iNamibia ngo 4-0 emdlalweni kaGroup E we-Africa Cup of Nations (Afcon) obuse-Amadou Gon Coulibaly Stadium, eKorhogo, ngeSonto ebusuku, izinike ithuba lokungena esigabeni somkhumulajezi. IBafana, eseyisendaweni…
IBAFANA BAFANA IZIMISELE NGOKUKUDLA “IMALI” NAMUHLA
IBafana Bafana izoqala umkhankaso wayo kanobhutshuzwayo we-Africa Cup of Nations (Afcon) uma isidudulana neMali e-Amadou Gon Coulibaly Stadium, eKorhogo, e-Ivory Coast, ngoLwesibili ngehora leshumi ebusuku. IBafana kuzofanele bakhombise ukuzimisela ukuze bakwazi ukushaya…
KUBE KHONA UKUKHALA KANYE NUKUGEDLA KWAMAZINYO KWEYOKUVULA KWE YE AFCON
Osokhaya okuyi Ivory Coast bawuqale kahle umqhudelwano we AFCON eqoqweni abakulona njengoba bekwazile ukuthi baqale nge win kwi Guinea_Bissau Ka 2_0. Cote d’Ivoire ibonise zisuka nje ukuthi izosebenza njengoba ngo mzuzu wesine…