Umakadebona womgadli Thamsanqa Aubrey GABUZA (36) ongowokuzalwa khona lapha Emnambhithi obegijima kwi TS Galaxy sekusheshe kwaphela yena naleliqembu ebebethi bazama ukukuhlanganisa njengoba engeke esalidlalela leli qembu lika Sukazi. Ngokusho kwemithombo ethembekile ithe…
Category: Ezemidlalo
ICHIEFS INESIFISO SOKUSAYINISA ABADLALI ABABILI BEBAFANA BAFANA
Izindaba ezingakaqinisekiswa zithi iKaizer Chiefs inentshisekelo yokusayinisa abadlali ababili beBafana Bafana, nakuba oyedwa ebonakala kunzima ukumthola. Emuva kokudlala kahle kwalabadlali ku-Afcon esanda kubanjelwa eCôte d’Ivoire, iChiefs ibukeka isivuselele intshisekelo yokujaha inkakha yeBafana…
USHAYE UNGQIMPHOTHWE UBILLIAT NGEQEMBU AZOLIJOYINA
Kuguquke amatafula ekusaseni lebhola likaKhama Billiat, i-Yadah Football Club yaseZimbabwe yaseZimbabwe igcine ibe nesivumelwano nowayeyisihlabani seMamelodi Sundowns kanye neKaizer Chiefs. UBilliat, 33, ubemataniswa neDynamos FC ebisize yamgcinela unombolo-12 njengejezi azoligqoka. Kodwa-ke, izingxoxo…
IZINQOBELE KALULA NJE IMAMELODI SUNDOWNS KOWE NEDBANK BANK CUP
Umqeqeshi we LA Masia (Umatatazela) okuyigama aduma ngalo ngezikhathi zakhe u Dain Klate, uthe sikhulu isifundo abasifunde emudlalweni wasosukwini lwayizolo njengoba ezakhe zikhale ngaphansi kwi Mamelodi Sundown ebingagayelwa mphako Uma Iya phambili…
KUHLUKENE INHLOKO NESIXHANTI KUKOMPELA NEZINYONI
Iqembu leMoroka Swallows selikuqinisekisile ukuthi obekubahlanganisa noSteve Kompela (56) obengumqeqeshi waleli qembu sekuphelile. Lesi sinqumo siphume izolo nalapho lezinhlaka zombili zihlangene zavumelana ngokuthi kungcono kuhlukaanwe ngezindlela zokusebenza ngoba sengathi ubucu obuhle abuhambi…
IPIRATES IZOBHEKANA CRYSTAL LAKE FC KOWE-NEDBANK CUP
IPremier Soccer League igcine isiqinisekise izitha ne-Orlando Pirates emzuliswaneni wama-32 weNedbank Cup. Ukutonyulwa kwezibalo kwenzeke ngomhlaka-18 Januwari, kodwa ngaleso sikhathi abamele iSafa esifundeni saseMpumalanga bebengakaqinisekiswa ngenxa yezinkinga ezithile zokuphatha. Nokho iPSL isimemezele…
IMIPHUMELA YE NOMGWENYA SECURITY MEN’S REGIONAL LEAGUE YANGEMPELASONTO
Liqhwakele iqembu le junior eleven ngemva kokubhaxabula kabuhlungu iqembu le Real Magic ngama goli 0_3. Ukunqoba kwabo kusho ukuthi sebenamaphuzu 44 ngemva kwemidlalo 17 asebeyidlalile lokho okubenza babe ngu number 1 njengoba…
IYAQHUBEKA IMIDLALO YENOMGWENYA SECURITY MEN’S REGIONAL LEAGUE
Iyaphubeka impi ye midlalo ye Nomgwenya league edlalelwa lapha ezinkundleni azahlukene zaso Othukela namaphethelo. Kulempelasonto amehlo ayobe ethe njo kulezi nkunzi ezimbili ezibambene ngezihluthu lapha phezulu kwi Log njengoba kungekho efuna ukugoba…
IBUYA NGAMANDLA EYE DSTV PREMIERSHIP KULEMPELASONTO
Sekusukile lokho kwimidlalo ye Dstv premiership kulempelasonto njengoba amatsatsatsa apitoli eqale ngo kudlala ngokulingana ne Stellenboch FC ngo 1_1 izolo ebusuku khona epitoli. Lomuphumela usho ukuthi iqembu le Supersport liku number 2…
BAMUKELWE NJENGA MAQHAWE ABADLALI BE BAFANA BAFANA
Bebephume ngobuningi babo abathandi Kanye nabalandeli bebhola lezinyawo bakuleli ukuyokwamukela iqembu lakuleli le Bafana bafana, njengoba lithelekile kuleli namuhla ekuseni libuya empini ebibanjelwe ezwenikazi lase Ivory Coast. Iqembu le sizwe okuyi bafana…
UMALEMA NOLUSUFI BAHLANGABEZE IBAFANA BAFANA ESIKHUMULWENI SEZINDIZA NAMUHLA EKUSENI
Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uJulius Malema kanye noNdunankulu waseGauteng uPanyaza Lesufi bajoyine inqwaba yabantu baseNingizimu Afrika esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport ukuze bamukele iBafana Bafana ngoLwesithathu ekuseni. IBafana ibuya ekhaya…
UZWANE UNETHEMBA LOKUTHI UZOLITHOLA IJEZI KELENGXENYE YESIZINI EPHEFENI
Umdlali wasesiswini osemncane weKaizer Chiefs, uSamkelo Zwane, uthi akenzanga kahle ngethuba lokudlala abelithola kuKaizer Chiefs kodwa akenzanga kahle. UZwane, okhushulelwe kwisikimu esiphezulu ekuqaleni kwesizini edlule, akakaqali ngisho owodwa umdlalo kuMakhosi kule sizini,…