Iyakhula ingcindezi yokuthi uSomlomo wePhalamende uNosiviwe Mapisa-Nqakula ashiye esikhundleni sakhe njengenhloko yesiShayamthetho kulandela izinsolo zenkohlakalo abhekene nazo. I-Economic Freedom Fighters (EFF) ithe imibiko yokuthi wacela ukufumbathiswa usonkontileka wezokuvikela ngesikhathi esenguNgqongqoshe wezokuVikela ikhombisa…
UPAPPAS UTHI ALUMETHUSI UDUMO LUKAZUMA NE-MK NJENGOBA KUBHEKWE IKHETHWENI
UChris Pappas, oyimeya yeDemocratic Alliance (DA) kumasipala waseMngeni ngaseMgungundlovu, uthi akakugqizi qakala ukusungulwa kweqembu likaMnuz Jacob Zuma loMkhonto Wesizwe (MK) KwaZulu-Natal. UPappas uzichithile izinsolo zokuthi ubegwema ukuvela emphakathini kusukela ngomhlaka-16 kuZibandlela (December)…
IFREEDOM FRONT PLUS IFUNA KUVALWE UHLELO LWE-BEE NGOBA LUVALELA NGAPHANDLE AAMHLOPHE
UDkt. Pieter Groenewald, umholi weFreedom Front Plus, ugxeke iBlack Economic Empowerment (BEE) “njengohlelo lokuceba ngokushesha” oluncike ekuxhumaneni ngokwebala nepolitiki ngesikhathi kwethulwa umqulu wenhlangano e-Heartfelt Arena ePitoli. UGroenewald uthi iBEE ibukisa ngokungabi nabulungiswa…
UDJ ODUMILE WAMUKELE UKHRESTU EMVA KWENGOZI YENDIZA
U-DJ Black Coffee odume umhlaba wonke usevule isahluko esisha empilweni yakhe. Wemukele uJesu Kristu njengeNkosi noMsindisi wakhe. Ngokwemithombo, isihlabani esiwine indondo yeGrammy saya esontweni iGrace Bible Church lapho afike azinikela khona ngokuphila…
KUXWAYISWA ABANTU BAKWAZULU NATALI NGOKUBHEDUKA KWESIFO SOPHENYANE
UMnyango Wezempilo e-KZN uthi usuqophe ukwanda kwesifo soPhenyane eThekwini.UNgqongqoshe uNomagugu Simelane uthe bangaphezu kuka-150 abantu aseqoshwe eDolobheni ethekwini abanesifo sophenyane kusukela ngoFebhuwari. Izimpawu zihlanganisa ububomvu kwamehlo, ukulunywa, nokuzwela ukukhanya kwelinye noma womabili…
KUBOSHWE IPHOYISA NGOKUDLWENGULA OWESIFAZANE ESITOKISINI
I-Independent Police Investigative Directorate (IPID) ibophe iphoyisa ngezinsolo zokudlwengula eCistrusdal, eWestern Cape. I-IPID ithe ummangali, ovalelwe esitokisini, uvule icala evulela iphoyisa elafika emsebenzini ngakusasa ekuseni. Lona wesifazane ugcinwe esiteshini samaphoyisa eCitrusdal ngezinsolo…
KUZOHLOMULA IMIZI ENGAPHEZU KUKA-8000 NGOKUVUSELELWA KWEPAYIPI LAMANZI ESTEADVILLE
IMeya yomkhandlu uThukela Inkosi Ntandoyenkosi Shabalala wethule ngokusemthethweni osonkontileka ababili abazokwenza umsebenzi wokufaka amapayipi amanzi elokishini laseSteadville edolobheni eMnambithi. Kulomsebenzi izinkampani i-Melokuhle Trading Enterprise ne DLV Project Managers and Engineers (Pty) Ltd…
KUSETSHENZISWE U-1.3 MILLION KUTHUNYELWA UMAMA JOY NOBOTHA KWEYOMHLABA YEBHOLA LOMBHOXO
Abakhokhi bentela bakhiphe okungenani u-R1.3m kulabo abazibiza “ngabalandeli abakhulu” uMama Joy Chauke noBotha Msila ngesikhathi seNdebe yoMhlaba yebhola lombhoxo ebiseFrance ngonyaka odlule. Lolu lwazi luvela emnyangweni wezemidlalo, ezobuciko namasiko ngoLwesine ngemuva kwesicelo…
KUFE ABATHATHU ABALISA ABANGAZIWA BEVULELA NGENHLAMVU ENKABENI YEGOLI IZOLO
Abantu abathathu, oyedwa wabo obengumfundi, badutshulwe babulawa eBraamfontein, eGoli, ngoLwesine ntambama, kusho amaphoyisa aseGauteng. UCol Dimakatso Nevhuhulwi uthe kusolakala ukuthi umfundi oyedwa ushonile kulaba abathathu emva kokuhlangana nenhlamvu ebindiza emoyeni. “Bobabili abesilisa…
UMASPALA UTHUKELA USONDEZE AMANZI EMPHAKATHINI
Njengoba inkinga yokushoda kwamanzi ihlasele ezindaweni eziningi ngaphansi kukaMasipala wesiFunda uThukela, ubuholi balo masipala obuholwa yiMeya inkosi uNB Shabalala buhamba ngesivinini ukusiza labo abakhahlamezeke kakhulu ngokuhambisa ompompi abagwedlwayo. Lokhu kuza ngemuva kokuthi…
UTHI ENGABA “UMSINDISI” KUCHIEFS U-EYMAEL
Owazakhela udumo kwi free State Stars ngokuba qedela ishobolo leminyaka (24) bengayazi into okuthiwa indebe, uthi usalicela futhi ithuba lokuphinda akwenze futhi lokho manje usekwenzela iqembu elithandwa kakhulu lapha emzanzi Kanye nje…
UGWETSHWE UDILIKA JELE OWADLWENGULA INGANE KAMAKHELWANE EMNAMBITHI
INkantolo yesiFunda yaseMnambithi igwebe udilikajele owesilisa oneminyaka engu 41 owavuma icala ngecala lokudlwengula intombazane eneminyaka emihlanu ngoNovemba 2018 endaweni yaseMnambithi. Lomlisa kuthiwa ubengumakhelwane kanye nomalume womunye wabangani bakamgilwa. Ngelanga lesigameko lomlisa kuthiwa…